بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
ٱقۡرَأۡ بِٱسۡمِ رَبِّكَ ٱلَّذِي خَلَقَ ١Funda ngegama leNkosi yakho eyadala خَلَقَ ٱلۡإِنسَٰنَ مِنۡ عَلَقٍ ٢Eyadala umuntu ngehlule ٱقۡرَأۡ وَرَبُّكَ ٱلۡأَكۡرَمُ ٣Funda, futhi iNkosi yakho inobubele kakhulu ٱلَّذِي عَلَّمَ بِٱلۡقَلَمِ ٤Okuyiyona eyafundisa ngepeni lokubhala عَلَّمَ ٱلۡإِنسَٰنَ مَا لَمۡ يَعۡلَمۡ ٥Yafundisa umuntu lokho angakwazi كـَلَّآ إِنَّ ٱلۡإِنسَٰنَ لَيَطۡغَىٰٓ ٦Lutho! Ngempela umuntu wephula umthetho (kaMvelinqangi) أَن رَّءَاهُ ٱسۡتَغۡنَىٰٓ ٧Uma ezibona ukuthi akadingi lutho إِنَّ إِلَىٰ رَبِّكَ ٱلرُّجۡعَىٰٓ ٨Ngempela kuseNkosini yakho ukuphindela أَرَءَيۡتَ ٱلَّذِي يَنۡهَىٰ ٩Ngakube umbonile yini lowo (u-Abujali)ovimba عَبۡدًا إِذَا صَلَّىٰٓ ١٠Inceku (umphrofethi) uma ithandaza أَرَءَيۡتَ إِن كَانَ عَلَى ٱلۡهُدَىٰٓ ١١Ngakube ubonile yini uma esekuholweni أَوۡ أَمَرَ بِٱلتَّقۡوَىٰٓ ١٢Noma ayale ngokulunga أَرَءَيۡتَ إِن كَذَّبَ وَتَوَلَّىٰٓ ١٣Ngakube ubonile yini uma ephika futhi efulathela (iqiniso) أَلَمۡ يَعۡلَم بِأَنَّ ٱللَّهَ يَرَىٰ ١٤Akazi yini ukuthi uMvelinqangi uyabona كـَلَّا لَئِن لَّمۡ يَنتَهِ لَنَسۡفَعَۢا بِٱلنَّاصِيَةِ ١٥Lutho! Uma engaphezi, ngempela siyomdonsa ngesihlonti نَاصِيَةٍ كَٰذِبَةٍ خَاطِئَةٍ ١٦Isiphongo esiqamba amanga esiyisoni فَلۡيَدۡعُ نَادِيَهُۥ ١٧Ngakho-ke akabize iqembu lakhe سَنَدۡعُ ٱلزَّبَانِيَةَ ١٨Siyobiza abaqaphi besihogo كـَلَّا لَا تُطِعۡهُ وَٱسۡجُدۡۤ وَٱقۡتَرِب ۩ ١٩Lutho! Ungamhloniphi kodwa guqa phansi futhi usondele (kuMvelinqangi)