Chapter 104 · 9 verses · Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman
Surah Al-Humaza in Zulu
Arabic with tafsir
Listen to Surah Al-Humaza (1273 reciters)
بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
وَيۡلٌ لِّكُلِّ هُمَزَةٍ لُّمَزَةٍ ١Usizi kuyona yonke inhlebi nenhlekisa ٱلَّذِي جَمَعَ مَالًا وَعَدَّدَهُۥ ٢Lowo ohlanganisa ingcebo futhi ayibale يَحۡسَبُ أَنَّ مَالَهُۥٓ أَخۡلَدَهُۥ ٣Ucabanga ukuthi ingcebo yakhe iyomenza ukuthi ahlale ingunaphakade كـَلَّاۖ لَيُنۢبَذَنَّ فِي ٱلۡحُطَمَةِ ٤Lutho! Ngempela uyophonswa emlilweni wesihogo وَمَآ أَدۡرَىٰكَ مَا ٱلۡحُطَمَةُ ٥Futhi yini ekwenza wazi ukuthi yini umlilo wesihogo نَارُ ٱللَّهِ ٱلۡمُوقَدَةُ ٦Ngumlilo kaMvelinqangi obaselwe (ovuthayo) ٱلَّتِي تَطَّلِعُ عَلَى ٱلۡأَفۡـِٔدَةِ ٧Okuyiwona owenyukela ezinhliziyweni إِنَّهَا عَلَيۡهِم مُّؤۡصَدَةٌ ٨Ngempela wona (umlilo wesihogo) uyobamboza فِي عَمَدٍ مُّمَدَّدَةِۭ ٩Ezinsikeni ezinwetshiwe
Translation: Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman.