بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
ٱلرَّحۡمَٰنُ ١(UMvelinqangi) onomusa عَلَّمَ ٱلۡقُرۡءَانَ ٢Wafundisa iQur’an خَلَقَ ٱلۡإِنسَٰنَ ٣Wadala umuntu عَلَّمَهُ ٱلۡبَيَانَ ٤Wamfundisa ukukhuluma ٱلشَّمۡسُ وَٱلۡقَمَرُ بِحُسۡبَانٍ ٥Ilanga nenyanga kuhamba ngendlela ekuyiyona ngasosonke isikhathi وَٱلنَّجۡمُ وَٱلشَّجَرُ يَسۡجُدَانِ ٦Futhi izinkanyezi kanye nezihlahla kokubili (kukhothamela umthetho kaMvelinqangi) وَٱلسَّمَآءَ رَفَعَهَا وَوَضَعَ ٱلۡمِيزَانَ ٧Nezulu waliphakamisa wayesebeka isikalo أَلَّا تَطۡغَوۡاْ فِي ٱلۡمِيزَانِ ٨Ukuze ningoni esikalini وَأَقِيمُواْ ٱلۡوَزۡنَ بِٱلۡقِسۡطِ وَلَا تُخۡسِرُواْ ٱلۡمِيزَانَ ٩Futhi niqaphele isisindo ngobulungiswa, futhi ningasinciphisi isilinganiso وَٱلۡأَرۡضَ وَضَعَهَا لِلۡأَنَامِ ١٠Futhi umhlaba wawubekela izidalwa فِيهَا فَٰكِهَةٌ وَٱلنَّخۡلُ ذَاتُ ٱلۡأَكۡمَامِ ١١Lapho phakathi kukhona izithelo, nezihlahla zamasundu ezinezixheke وَٱلۡحَبُّ ذُو ٱلۡعَصۡفِ وَٱلرَّيۡحَانُ ١٢Nohlamvu kanye noluthi olomile lukakolweni (noma amaqabunga aluhlaza) kanye nezihlahla ezinuka amakha فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ١٣Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo خَلَقَ ٱلۡإِنسَٰنَ مِن صَلۡصَٰلٍ كَٱلۡفَخَّارِ ١٤Wadala umuntu ngobumba olunjengolokwakha izitsha zobumba وَخَلَقَ ٱلۡجَآنَّ مِن مَّارِجٍ مِّن نَّارٍ ١٥Futhi wadala amajinn ngelangabi lomlilo فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ١٦Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo رَبُّ ٱلۡمَشۡرِقَيۡنِ وَرَبُّ ٱلۡمَغۡرِبَيۡنِ ١٧INkosi yezimpumalanga ezimbili neNkosi yezintshonalanga ezimbili فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ١٨Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo مَرَجَ ٱلۡبَحۡرَيۡنِ يَلۡتَقِيَانِ ١٩Yenza ukuthi izilwandle ezimbili zihlangane بَيۡنَهُمَا بَرۡزَخٌ لَّا يَبۡغِيَانِ ٢٠Phakathi kwazo zombili (izilwandle) kunomngcele zombili ezingaweqi فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٢١Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo يَخۡرُجُ مِنۡهُمَا ٱللُّؤۡلُؤُ وَٱلۡمَرۡجَانُ ٢٢Kuzona zombili kuphuma ubuhlalu, ubuhlalu obukhulu nobuncane فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٢٣Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo وَلَهُ ٱلۡجَوَارِ ٱلۡمُنشَـَٔاتُ فِي ٱلۡبَحۡرِ كَٱلۡأَعۡلَٰمِ ٢٤Futhi ngeyakhe imikhumbi ehamba olwandle ephakeme njengezintaba فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٢٥Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo كُلُّ مَنۡ عَلَيۡهَا فَانٍ ٢٦Bonke abaphezulu kwawo (umhlaba) bayobhubha وَيَبۡقَىٰ وَجۡهُ رَبِّكَ ذُو ٱلۡجَلَٰلِ وَٱلۡإِكۡرَامِ ٢٧Kepha kuyosala ubuso beNkosi yakho umnikazi wobukhosi ohloniphekile فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٢٨Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo يَسۡـَٔلُهُۥ مَن فِي ٱلسَّمَٰوَٰتِ وَٱلۡأَرۡضِۚ كُلَّ يَوۡمٍ هُوَ فِي شَأۡنٍ ٢٩Bacela yena (uMvelinqangi) bonke abasemazulwini nasemhlabeni, zonke izinsuku yena usodabeni فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٣٠Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo سَنَفۡرُغُ لَكُمۡ أَيُّهَ ٱلثَّقَلَانِ ٣١Siyoninaka (siyonehlulela) Oh Nina maqembu amabili! (abantu namajinn) فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٣٢Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo يَٰمَعۡشَرَ ٱلۡجِنِّ وَٱلۡإِنسِ إِنِ ٱسۡتَطَعۡتُمۡ أَن تَنفُذُواْ مِنۡ أَقۡطَارِ ٱلسَّمَٰوَٰتِ وَٱلۡأَرۡضِ فَٱنفُذُواْۚ لَا تَنفُذُونَ إِلَّا بِسُلۡطَٰنٍ ٣٣Oh Sixuku samajinn nabantu! Uma nikwazi ukuthi nedlule ngaphambili kwezindawo zamazulu nomhlaba ngakho-ke dlulani, angeke nedlule ngaphandle kwegunya فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٣٤Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo يُرۡسَلُ عَلَيۡكُمَا شُوَاظٌ مِّن نَّارٍ وَنُحَاسٌ فَلَا تَنتَصِرَانِ ٣٥Kuyothunyelwa kunina nobabili amalangabi omlilo kanye nentuthu, manjalo angeke nikwazi ukuzivikela nobabili فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٣٦Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo فَإِذَا ٱنشَقَّتِ ٱلسَّمَآءُ فَكَانَتۡ وَرۡدَةً كَٱلدِّهَانِ ٣٧Khumbula ngenkathi izulu liyohlukana phakathi libe yimibalabala eshintshayo فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٣٨Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo فَيَوۡمَئِذٍ لَّا يُسۡـَٔلُ عَن ذَنۢبِهِۦٓ إِنسٌ وَلَا جَآنٌّ ٣٩Manjalo, ngalolosuku angeke abuzwe ngesono sakhe umuntu nejinn angeke libuzwe ngesono salo فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٤٠Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo يُعۡرَفُ ٱلۡمُجۡرِمُونَ بِسِيمَٰهُمۡ فَيُؤۡخَذُ بِٱلنَّوَٰصِي وَٱلۡأَقۡدَامِ ٤١Bayokwaziwa abayizoni ngezimpawu zabo ngakho-ke bayobanjwa ngeziphongo nangezinyawo (zabo) فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٤٢Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo هَٰذِهِۦ جَهَنَّمُ ٱلَّتِي يُكَذِّبُ بِهَا ٱلۡمُجۡرِمُونَ ٤٣Lesi yisihogo ababesiphika abayizoni يَطُوفُونَ بَيۡنَهَا وَبَيۡنَ حَمِيمٍ ءَانٍ ٤٤Bayojikeleza phakathi kwaso naphakathi kwamanzi abilayo فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٤٥Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo وَلِمَنۡ خَافَ مَقَامَ رَبِّهِۦ جَنَّتَانِ ٤٦Kepha okwalowo owesaba ukuma kweNkosi yakhe (ukuze imehlulele) yizivande ezimbili فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٤٧Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo ذَوَاتَآ أَفۡنَانٍ ٤٨Zombili (izivande imithi yazo) inamagatsha فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٤٩Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo فِيهِمَا عَيۡنَانِ تَجۡرِيَانِ ٥٠Phakathi kuzona kunemithombo emibili egijimayo فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٥١Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo فِيهِمَا مِن كُلِّ فَٰكِهَةٍ زَوۡجَانِ ٥٢Phakathi kuzona zombili (izivande) kukhona zonke izithelo ngambili فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٥٣Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo مُتَّكِـِٔينَ عَلَىٰ فُرُشِۭ بَطَآئِنُهَا مِنۡ إِسۡتَبۡرَقٍۚ وَجَنَى ٱلۡجَنَّتَيۡنِ دَانٍ ٥٤Becambalele emibhedeni izembozo (izingubo) zayo ziwusilika onohlonze futhi izithelo zezivande ezimbili ziseduze فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٥٥Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo فِيهِنَّ قَٰصِرَٰتُ ٱلطَّرۡفِ لَمۡ يَطۡمِثۡهُنَّ إِنسٌ قَبۡلَهُمۡ وَلَا جَآنٌّ ٥٦Phakathi kuzona zombili (izivande) kunabesifazane abamsulwa ababheka ngokuzotha, abangakaze bathintwe abantu ngaphambilini kwabo futhi (abangakaze) bathintwe amajinn فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٥٧Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo كَأَنَّهُنَّ ٱلۡيَاقُوتُ وَٱلۡمَرۡجَانُ ٥٨Okusengathi bona bangamaRubhi nobuhlalu فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٥٩Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo هَلۡ جَزَآءُ ٱلۡإِحۡسَٰنِ إِلَّا ٱلۡإِحۡسَٰنُ ٦٠Ngakube ukhona yini umvuzo wokuhle ngaphandle kokuhle فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٦١Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo وَمِن دُونِهِمَا جَنَّتَانِ ٦٢Futhi ngaphandle (kwezivande) ezimbili kunezivande ezimbili ezinye فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٦٣Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo مُدۡهَآمَّتَانِ ٦٤Zombili ziluhlaza okumnyama فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٦٥Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo فِيهِمَا عَيۡنَانِ نَضَّاخَتَانِ ٦٦Phakathi kuzona zombili (izivande) kunemithombo emibili ephophozayo فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٦٧Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo فِيهِمَا فَٰكِهَةٌ وَنَخۡلٌ وَرُمَّانٌ ٦٨Phakathi kuzona zombili kunezithelo nezihlahla zamasundu namahalananda (uhlobo lwesithelo esinezinhlamvu eziningi) فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٦٩Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo فِيهِنَّ خَيۡرَٰتٌ حِسَانٌ ٧٠Phakathi kuzona kunezinto ezinhle ezilungile فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٧١Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo حُورٌ مَّقۡصُورَٰتٌ فِي ٱلۡخِيَامِ ٧٢Abesifazane abahle ababekwe ematendeni amakhulu فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٧٣Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo لَمۡ يَطۡمِثۡهُنَّ إِنسٌ قَبۡلَهُمۡ وَلَا جَآنٌّ ٧٤(Abesifazane) abangakaze bathintwe ngabantu ngaphambilini kwabo futhi abangakaze (bathintwe amajinn) فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٧٥Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo مُتَّكِـِٔينَ عَلَىٰ رَفۡرَفٍ خُضۡرٍ وَعَبۡقَرِيٍّ حِسَانٍ ٧٦Becambalele emaphilweni aluhlaza kanye nakokhaphethi abahle فَبِأَيِّ ءَالَآءِ رَبِّكُمَا تُكَذِّبَانِ ٧٧Ngakho-ke yikuphi komusa weNkosi yenu nobabili (abantu namajinn) enikuphikayo تَبَٰرَكَ ٱسۡمُ رَبِّكَ ذِي ٱلۡجَلَٰلِ وَٱلۡإِكۡرَامِ ٧٨Alibusiswe igama leNkosi yakho umnikazi wobukhosi, kanye nodumo. likaMvelinqangi onomusa onesihawu