بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
وَٱلشَّمۡسِ وَضُحَىٰهَا ١Ngifunga ngelanga nokucwazimula kwalo وَٱلۡقَمَرِ إِذَا تَلَىٰهَا ٢Futhi ngifunga ngenyanga uma ililandela (ilanga) وَٱلنَّهَارِ إِذَا جَلَّىٰهَا ٣Futhi ngifunga ngemini uma ivela وَٱلَّيۡلِ إِذَا يَغۡشَىٰهَا ٤Futhi ngifunga ngobusuku uma buyimboza وَٱلسَّمَآءِ وَمَا بَنَىٰهَا ٥Futhi ngifunga ngesibhakabhaka kanye nalowo owasakha وَٱلۡأَرۡضِ وَمَا طَحَىٰهَا ٦Futhi ngifunga ngomhlaba kanye nalowo owawendlala وَنَفۡسٍ وَمَا سَوَّىٰهَا ٧Futhi ngifunga ngomphefumulo kanye nalowo owawulinganisa فَأَلۡهَمَهَا فُجُورَهَا وَتَقۡوَىٰهَا ٨Wasewukhombisa okubi kwawo kanye nokuhle kwawo قَدۡ أَفۡلَحَ مَن زَكَّىٰهَا ٩Ngempela uphumelele lowo owuhlanzile (umphefumulo wakhe) وَقَدۡ خَابَ مَن دَسَّىٰهَا ١٠Futhi ngempela wehlulekile lowo owenze okubi kuwona كَذَّبَتۡ ثَمُودُ بِطَغۡوَىٰهَآ ١١(Abantu) baThamud baphika (umphrofethi wabo) ngokungahloniphi إِذِ ٱنۢبَعَثَ أَشۡقَىٰهَا ١٢Ngenkathi lowo oyisoni kubona eya phambili فَقَالَ لَهُمۡ رَسُولُ ٱللَّهِ نَاقَةَ ٱللَّهِ وَسُقۡيَٰهَا ١٣Manjalo sabe sesithi isithunywa sikaMvelinqangi kubona, “Ningalithinti, yikameli lensikazi likaMvelinqangi nesiphuzo salo” فَكَذَّبُوهُ فَعَقَرُوهَا فَدَمۡدَمَ عَلَيۡهِمۡ رَبُّهُم بِذَنۢبِهِمۡ فَسَوَّىٰهَا ١٤Ngakho-ke basiphika (isithunywa sikaMvelinqangi) balibulala, manjalo iNkosi yabo yehlisela phezulu kwabo imbubhiso ngenxa yesono sabo yasilinganisa (kubona bonke) وَلَا يَخَافُ عُقۡبَٰهَا ١٥Futhi ayiwesabi umphumela walokho