بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
حمٓ ١Ha meem تَنزِيلٌ مِّنَ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ ٢Isambulo esivela konomusa onesihawu كِتَٰبٌ فُصِّلَتۡ ءَايَٰتُهُۥ قُرۡءَانًا عَرَبِيًّا لِّقَوۡمٍ يَعۡلَمُونَ ٣Incwadi, enziwe acaca amavesi ayo iQur’an engesi-arabhu yabantu abaziyo بَشِيرًا وَنَذِيرًا فَأَعۡرَضَ أَكۡثَرُهُمۡ فَهُمۡ لَا يَسۡمَعُونَ ٤Iletha izindaba ezimnandi futhi ingumxwayisi kepha liyafulathela iningi labo ngakho-ke bona abezwa وَقَالُواْ قُلُوبُنَا فِيٓ أَكِنَّةٍ مِّمَّا تَدۡعُونَآ إِلَيۡهِ وَفِيٓ ءَاذَانِنَا وَقۡرٌ وَمِنۢ بَيۡنِنَا وَبَيۡنِكَ حِجَابٌ فَٱعۡمَلۡ إِنَّنَا عَٰمِلُونَ ٥Futhi bathi “izinhliziyo zethu zingaphansi kwezembozo kulokho osimemela kukona futhi ezindlebeni zethu kunobuthulu futhi phakathi kwethu nawe kunesisitho, ngakho-ke sebenza (ngendlela yakho) ngempela nathi siyasebenza” قُلۡ إِنَّمَآ أَنَا۠ بَشَرٌ مِّثۡلُكُمۡ يُوحَىٰٓ إِلَيَّ أَنَّمَآ إِلَٰهُكُمۡ إِلَٰهٌ وَٰحِدٌ فَٱسۡتَقِيمُوٓاْ إِلَيۡهِ وَٱسۡتَغۡفِرُوهُۗ وَوَيۡلٌ لِّلۡمُشۡرِكِينَ ٦Ithi, kuphela mina ngingumuntu njengani kwembuliwe kumina ukuthi uNkulunkulu wenu nguNkulunkulu oyedwa ngakho-ke yibani ngabaqondile kuyena futhi nicele intethelelo yakhe futhi usizi kwabenzela uMvelinqangi abahlanganyeli ekumkhonzeni ٱلَّذِينَ لَا يُؤۡتُونَ ٱلزَّكَوٰةَ وَهُم بِٱلۡأٓخِرَةِ هُمۡ كَٰفِرُونَ ٧Labo abangayikhokhi izakaah (ingxenye yengcebo ekhokhelwa abampofu) futhi bona bengakholwelwa empilweni ezayo إِنَّ ٱلَّذِينَ ءَامَنُواْ وَعَمِلُواْ ٱلصَّٰلِحَٰتِ لَهُمۡ أَجۡرٌ غَيۡرُ مَمۡنُونٍ ٨Ngempela labo abakholwayo futhi abenza okulungileyo okwabo ngumvuzo ongapheliyo ۞ قُلۡ أَئِنَّكُمۡ لَتَكۡفُرُونَ بِٱلَّذِي خَلَقَ ٱلۡأَرۡضَ فِي يَوۡمَيۡنِ وَتَجۡعَلُونَ لَهُۥٓ أَندَادًاۚ ذَٰلِكَ رَبُّ ٱلۡعَٰلَمِينَ ٩Ithi “ngukube ngempela nina anikholwa kulowo owadala umhlaba ezinsukwini ezimbili na? Futhi nimbekela izimbangi, lowo yiNkosi yemihlaba” وَجَعَلَ فِيهَا رَوَٰسِيَ مِن فَوۡقِهَا وَبَٰرَكَ فِيهَا وَقَدَّرَ فِيهَآ أَقۡوَٰتَهَا فِيٓ أَرۡبَعَةِ أَيَّامٍ سَوَآءً لِّلسَّآئِلِينَ ١٠Futhi yabeka kuwona izintaba ngaphezulu kwawo futhi yawubusisa futhi kuwona yenza ukudla (kwezihlali) zawo ezinsukwini ezine (ukuze bazi) labo ababuzayo ثُمَّ ٱسۡتَوَىٰٓ إِلَى ٱلسَّمَآءِ وَهِيَ دُخَانٌ فَقَالَ لَهَا وَلِلۡأَرۡضِ ٱئۡتِيَا طَوۡعًا أَوۡ كَرۡهًا قَالَتَآ أَتَيۡنَا طَآئِعِينَ ١١Yabe seyiphendukela ezulwini lona laliyintuthu yabeseyithi kulona nasemhlabeni “wozani nobabili nithanda noma ningathandi” kokubili kwathi, “siyeza sithanda” فَقَضَىٰهُنَّ سَبۡعَ سَمَٰوَاتٍ فِي يَوۡمَيۡنِ وَأَوۡحَىٰ فِي كُلِّ سَمَآءٍ أَمۡرَهَاۚ وَزَيَّنَّا ٱلسَّمَآءَ ٱلدُّنۡيَا بِمَصَٰبِيحَ وَحِفۡظًاۚ ذَٰلِكَ تَقۡدِيرُ ٱلۡعَزِيزِ ٱلۡعَلِيمِ ١٢(INkosi yemihlaba) yabe seyikuqeda ukukwakha kwaba ngamazulu ayisikhombisa ezinsukwini ezimbili futhi yembula kulelo nalelozulu udaba lwalo futhi sahlobisa izulu elingezansi ngezibani kanye nokulondolozeka, leso yisimiso sophakeme ngamandla, isazi فَإِنۡ أَعۡرَضُواْ فَقُلۡ أَنذَرۡتُكُمۡ صَٰعِقَةً مِّثۡلَ صَٰعِقَةِ عَادٍ وَثَمُودَ ١٣Ngakho-ke uma befulathela ithi “nginexwayisile ngesehlakalo esifana nesehlakalo sika-A’D noThamud إِذۡ جَآءَتۡهُمُ ٱلرُّسُلُ مِنۢ بَيۡنِ أَيۡدِيهِمۡ وَمِنۡ خَلۡفِهِمۡ أَلَّا تَعۡبُدُوٓاْ إِلَّا ٱللَّهَۖ قَالُواْ لَوۡ شَآءَ رَبُّنَا لَأَنزَلَ مَلَٰٓئِكَةً فَإِنَّا بِمَآ أُرۡسِلۡتُم بِهِۦ كَٰفِرُونَ ١٤Ngenkathi zifika kubona izithunywa ziqhamuka ngaphambili kwabo nangemumva kwabo zathi “ningakhonzi lutho ngaphandle kukaMvelinqangi” bathi, “ukube iNkosi yethu yayithanda yayizokwehlisela phansi izingelosi, ngakho-ke thina singabangakholelwa kulokho enithunywe kona” فَأَمَّا عَادٌ فَٱسۡتَكۡبَرُواْ فِي ٱلۡأَرۡضِ بِغَيۡرِ ٱلۡحَقِّ وَقَالُواْ مَنۡ أَشَدُّ مِنَّا قُوَّةًۖ أَوَلَمۡ يَرَوۡاْ أَنَّ ٱللَّهَ ٱلَّذِي خَلَقَهُمۡ هُوَ أَشَدُّ مِنۡهُمۡ قُوَّةًۖ وَكَانُواْ بِـَٔايَٰتِنَا يَجۡحَدُونَ ١٥Mayelana noA’D, babezikhukhumeza emhlabeni ngokungesilona iqiniso futhi bathi,“ngubani onamandla amakhulu ukwedlula thina?, Ababoni yini ukuthi nguMvelinqangi owabadala, yena unamandla amakhulu ngaphezulu kwabo futhi babewaphika amavesi ethu فَأَرۡسَلۡنَا عَلَيۡهِمۡ رِيحًا صَرۡصَرًا فِيٓ أَيَّامٍ نَّحِسَاتٍ لِّنُذِيقَهُمۡ عَذَابَ ٱلۡخِزۡيِ فِي ٱلۡحَيَوٰةِ ٱلدُّنۡيَاۖ وَلَعَذَابُ ٱلۡأٓخِرَةِ أَخۡزَىٰۖ وَهُمۡ لَا يُنصَرُونَ ١٦Ngakho-ke sathumela kubona umoya onamandla ezinsukwini zeshwa ukuze sibazwise isijeziso esiyihlazo empilweni yakulomhlaba futhi isijeziso sempilo ezayo siyihlazo kakhulu futhi bona angeke balekelelwe وَأَمَّا ثَمُودُ فَهَدَيۡنَٰهُمۡ فَٱسۡتَحَبُّواْ ٱلۡعَمَىٰ عَلَى ٱلۡهُدَىٰ فَأَخَذَتۡهُمۡ صَٰعِقَةُ ٱلۡعَذَابِ ٱلۡهُونِ بِمَا كَانُواْ يَكۡسِبُونَ ١٧Futhi mayelana (nabantu) ba-Thamud sabahola, kepha bathanda ubumpumputhe kunokuholwa, ngakho-ke sabathatha isehlakalo sesijeziso esiyihlazo ngenxa yaloko ababekwenza وَنَجَّيۡنَا ٱلَّذِينَ ءَامَنُواْ وَكَانُواْ يَتَّقُونَ ١٨Futhi sabasindisa labo ababekholwa futhi abagwema ububi وَيَوۡمَ يُحۡشَرُ أَعۡدَآءُ ٱللَّهِ إِلَى ٱلنَّارِ فَهُمۡ يُوزَعُونَ ١٩Futhi khumbula ngosuku lapho ziyobe ziqoqelwa emlilweni izitha zikaMvelinqangi ziyoqhutshelwa phambili حَتَّىٰٓ إِذَا مَا جَآءُوهَا شَهِدَ عَلَيۡهِمۡ سَمۡعُهُمۡ وَأَبۡصَٰرُهُمۡ وَجُلُودُهُم بِمَا كَانُواْ يَعۡمَلُونَ ٢٠Kuze kube yilapho uma zifika kusona ukuzwa kwazo (amadlebe azo) namehlo azo kanye nezikhumba zazo ziyofakaza maqondana nazo mayelana naloko ababekwenza وَقَالُواْ لِجُلُودِهِمۡ لِمَ شَهِدتُّمۡ عَلَيۡنَاۖ قَالُوٓاْ أَنطَقَنَا ٱللَّهُ ٱلَّذِيٓ أَنطَقَ كُلَّ شَيۡءٍۚ وَهُوَ خَلَقَكُمۡ أَوَّلَ مَرَّةٍ وَإِلَيۡهِ تُرۡجَعُونَ ٢١Futhi (izitha zikaMvelinqangi) ziyothi ezikhumbeni zazo, “kungani nifakaza ngathi na? izindlebe zazo namehlo azo kanye nezikhumba zazo ziyothi, “nguMvelinqangi osenze ukuthi sikhulume lowo okunguyena owenza zonke izinto ukuthi zikhulume futhi yena wanidala ekuqaleni futhi niyobuyiselwa kuyena وَمَا كُنتُمۡ تَسۡتَتِرُونَ أَن يَشۡهَدَ عَلَيۡكُمۡ سَمۡعُكُمۡ وَلَآ أَبۡصَٰرُكُمۡ وَلَا جُلُودُكُمۡ وَلَٰكِن ظَنَنتُمۡ أَنَّ ٱللَّهَ لَا يَعۡلَمُ كَثِيرًا مِّمَّا تَعۡمَلُونَ ٢٢Futhi naningawambozi hleze amadlebe enu namehlo enu kanye nezikhumba zenu kufakaze maqondana nani, kepha nanicabanga ukuthi uMvelinqangi wayengazi kakhulu ngaloko enanikwenza وَذَٰلِكُمۡ ظَنُّكُمُ ٱلَّذِي ظَنَنتُم بِرَبِّكُمۡ أَرۡدَىٰكُمۡ فَأَصۡبَحۡتُم مِّنَ ٱلۡخَٰسِرِينَ ٢٣Futhi lokho ngumcabango wenu lowo enaniwucabanga ngeNkosi yenu yanibhubhisa ngakho-ke nabangabanye babalahlekelwe فَإِن يَصۡبِرُواْ فَٱلنَّارُ مَثۡوًى لَّهُمۡۖ وَإِن يَسۡتَعۡتِبُواْ فَمَا هُم مِّنَ ٱلۡمُعۡتَبِينَ ٢٤Ngakho-ke uma bebekezela umlilo yindawo yabo yokuhlala futhi uma befuna ukuthokozisa (uMvelinqangi) ngakho-ke bona abayibona balabo abavunyelwe ukuthokozisa ۞ وَقَيَّضۡنَا لَهُمۡ قُرَنَآءَ فَزَيَّنُواْ لَهُم مَّا بَيۡنَ أَيۡدِيهِمۡ وَمَا خَلۡفَهُمۡ وَحَقَّ عَلَيۡهِمُ ٱلۡقَوۡلُ فِيٓ أُمَمٍ قَدۡ خَلَتۡ مِن قَبۡلِهِم مِّنَ ٱلۡجِنِّ وَٱلۡإِنسِۖ إِنَّهُمۡ كَانُواْ خَٰسِرِينَ ٢٥Futhi sababela abangane abakhulu, abenza kwabukeka kukuhle kubona lokho okwakungaphambili kwabo kanye nalokho okwakungemumva kwabo futhi yaqiniseka kubona inkulumo njengoba yaqiniseka ezizweni esezadlula ngaphambilini kwabo (izizwe) zamajinn kanye nabantu, ngempela bona babelahlekelwe وَقَالَ ٱلَّذِينَ كَفَرُواْ لَا تَسۡمَعُواْ لِهَٰذَا ٱلۡقُرۡءَانِ وَٱلۡغَوۡاْ فِيهِ لَعَلَّكُمۡ تَغۡلِبُونَ ٢٦Futhi labo abangakholwanga bathi, “ningayilaleli leQur’an futhi nenze umsindo uma ifundwa ukuze ninqobe” فَلَنُذِيقَنَّ ٱلَّذِينَ كَفَرُواْ عَذَابًا شَدِيدًا وَلَنَجۡزِيَنَّهُمۡ أَسۡوَأَ ٱلَّذِي كَانُواْ يَعۡمَلُونَ ٢٧Ngakho-ke ngempela siyobazwisa labo abangakholwanga isijeziso esinzima futhi ngempela siyobanika umvuzo wokubi kakhulu lokho ababekwenza ذَٰلِكَ جَزَآءُ أَعۡدَآءِ ٱللَّهِ ٱلنَّارُۖ لَهُمۡ فِيهَا دَارُ ٱلۡخُلۡدِ جَزَآءَۢ بِمَا كَانُواْ بِـَٔايَٰتِنَا يَجۡحَدُونَ ٢٨Lowo ngumvuzo wezitha zikaMvelinqangi – umlilo, okwabo lapho phakathi kuyoba yikhaya langunaphakade (lokhu) yinkokhelo ngenxa yokuthi babephika amavesi ethu وَقَالَ ٱلَّذِينَ كَفَرُواْ رَبَّنَآ أَرِنَا ٱلَّذَيۡنِ أَضَلَّانَا مِنَ ٱلۡجِنِّ وَٱلۡإِنسِ نَجۡعَلۡهُمَا تَحۡتَ أَقۡدَامِنَا لِيَكُونَا مِنَ ٱلۡأَسۡفَلِينَ ٢٩Futhi labo ababengakholwa bayothi, “Nkosi yethu sikhombise labo abasidukisa abangama-jinn nabantu ukuze bobabili sibabeke ngaphansi kwezinyawo zethu ukuze babengaphansi kunabobonke” إِنَّ ٱلَّذِينَ قَالُواْ رَبُّنَا ٱللَّهُ ثُمَّ ٱسۡتَقَٰمُواْ تَتَنَزَّلُ عَلَيۡهِمُ ٱلۡمَلَٰٓئِكَةُ أَلَّا تَخَافُواْ وَلَا تَحۡزَنُواْ وَأَبۡشِرُواْ بِٱلۡجَنَّةِ ٱلَّتِي كُنتُمۡ تُوعَدُونَ ٣٠Ngempela labo abathi, “iNkosi yethu nguMvelinqangi” bese beyaqonda zehlele kubona Izingelosi, ningesabi futhi ningaphatheki kabi kepha yemukelani izindaba ezimnandi zesivande enanethenjiswe sona نَحۡنُ أَوۡلِيَآؤُكُمۡ فِي ٱلۡحَيَوٰةِ ٱلدُّنۡيَا وَفِي ٱلۡأٓخِرَةِۖ وَلَكُمۡ فِيهَا مَا تَشۡتَهِيٓ أَنفُسُكُمۡ وَلَكُمۡ فِيهَا مَا تَدَّعُونَ ٣١Thina singabangane benu empilweni yalomhlaba kanye nakwezayo futhi okwenu lapho phakathi (esivandeni) yinoma ngabe yini imiphefumulo yenu ekufisayo futhi okwenu phakathi kusona yinoma ngabe yintoni eniyifunayo نُزُلًا مِّنۡ غَفُورٍ رَّحِيمٍ ٣٢Injabulo evela kothethelelayo onesihawu وَمَنۡ أَحۡسَنُ قَوۡلًا مِّمَّن دَعَآ إِلَى ٱللَّهِ وَعَمِلَ صَٰلِحًا وَقَالَ إِنَّنِي مِنَ ٱلۡمُسۡلِمِينَ ٣٣Futhi ngubani ongcono kakhulu enkulumweni kunalowo omemela kuMvelinqangi futhi enze okulungileyo futhi athi, ngempela mina ngingomunye wabazithobile ngaphansi kwentando kaMvelinqangi وَلَا تَسۡتَوِي ٱلۡحَسَنَةُ وَلَا ٱلسَّيِّئَةُۚ ٱدۡفَعۡ بِٱلَّتِي هِيَ أَحۡسَنُ فَإِذَا ٱلَّذِي بَيۡنَكَ وَبَيۡنَهُۥ عَدَٰوَةٌ كَأَنَّهُۥ وَلِيٌّ حَمِيمٌ ٣٤Futhi akufani okuhle nokubi, vimba ngaloko okuhle kakhulu kulapho lowo ophakathi kwakho naye kunobutha kube sengathi yena ungumngane osondele وَمَا يُلَقَّىٰهَآ إِلَّا ٱلَّذِينَ صَبَرُواْ وَمَا يُلَقَّىٰهَآ إِلَّا ذُو حَظٍّ عَظِيمٍ ٣٥Futhi akekho oyonikwa kona (okuhle) ngaphandle kwalabo ababekezelayo futhi akekho oyonikwa kona ngaphandle komnikazi wenhlanhla enkulu وَإِمَّا يَنزَغَنَّكَ مِنَ ٱلشَّيۡطَٰنِ نَزۡغٌ فَٱسۡتَعِذۡ بِٱللَّهِۖ إِنَّهُۥ هُوَ ٱلسَّمِيعُ ٱلۡعَلِيمُ ٣٦Futhi uma usathane ekuchezukisa ngakho-ke funa isiphephelo kuMvelinqangi ngempela yena ungozwayo owaziyo وَمِنۡ ءَايَٰتِهِ ٱلَّيۡلُ وَٱلنَّهَارُ وَٱلشَّمۡسُ وَٱلۡقَمَرُۚ لَا تَسۡجُدُواْ لِلشَّمۡسِ وَلَا لِلۡقَمَرِ وَٱسۡجُدُواْۤ لِلَّهِۤ ٱلَّذِي خَلَقَهُنَّ إِن كُنتُمۡ إِيَّاهُ تَعۡبُدُونَ ٣٧Futhi ezinye zezimpawu zakhe ubusuku nemini nelanga nenyanga ningaliguqeli ilanga nenyanga kepha guqelani uMvelinqangi okunguyena owadala kona uma kungukuthi nguyena enimkhonzayo فَإِنِ ٱسۡتَكۡبَرُواْ فَٱلَّذِينَ عِندَ رَبِّكَ يُسَبِّحُونَ لَهُۥ بِٱلَّيۡلِ وَٱلنَّهَارِ وَهُمۡ لَا يَسۡـَٔمُونَ ۩ ٣٨Kepha uma bezikhukhumeza ngakho-ke labo abaseNkosini yabo bayayidumisa ubusuku nemini futhi bona abakhathali وَمِنۡ ءَايَٰتِهِۦٓ أَنَّكَ تَرَى ٱلۡأَرۡضَ خَٰشِعَةً فَإِذَآ أَنزَلۡنَا عَلَيۡهَا ٱلۡمَآءَ ٱهۡتَزَّتۡ وَرَبَتۡۚ إِنَّ ٱلَّذِيٓ أَحۡيَاهَا لَمُحۡيِ ٱلۡمَوۡتَىٰٓۚ إِنَّهُۥ عَلَىٰ كُلِّ شَيۡءٍ قَدِيرٌ ٣٩Futhi ezinye zezimpawu zakhe ukuthi ubona umhlaba awutheli lutho kwaba yilapho sehlisela phezulu kwawo amanzi uyanyakaza futhi ukhukhumale, ngempela lowo owuphilisayo ungumphilisi wokufile ngempela yena wenza zonke izinto إِنَّ ٱلَّذِينَ يُلۡحِدُونَ فِيٓ ءَايَٰتِنَا لَا يَخۡفَوۡنَ عَلَيۡنَآۗ أَفَمَن يُلۡقَىٰ فِي ٱلنَّارِ خَيۡرٌ أَم مَّن يَأۡتِيٓ ءَامِنًا يَوۡمَ ٱلۡقِيَٰمَةِۚ ٱعۡمَلُواْ مَا شِئۡتُمۡ إِنَّهُۥ بِمَا تَعۡمَلُونَ بَصِيرٌ ٤٠Ngempela labo abaphendukezela amavesi ethu abafihlekile kuthina, ngakube lowo ophonswa emlilweni ungcono noma uza ephephilengosuku lokuvuka kwabafileyo yenzani lokho enikufisayo ngempela yena (uMvelinqangi) ubona konke enikwenzayo إِنَّ ٱلَّذِينَ كَفَرُواْ بِٱلذِّكۡرِ لَمَّا جَآءَهُمۡۖ وَإِنَّهُۥ لَكِتَٰبٌ عَزِيزٌ ٤١Ngempela labo abangakholelwanga esikhumbuzweni kulapho sesifikile kubona futhi ngempela sona siyincwadi ephakeme ngezinga لَّا يَأۡتِيهِ ٱلۡبَٰطِلُ مِنۢ بَيۡنِ يَدَيۡهِ وَلَا مِنۡ خَلۡفِهِۦۖ تَنزِيلٌ مِّنۡ حَكِيمٍ حَمِيدٍ ٤٢Amanga akezi kuyona ngaphambili kwayo nangemumva kwayo isambulo esivela konobuhlakani odunyiswayo مَّا يُقَالُ لَكَ إِلَّا مَا قَدۡ قِيلَ لِلرُّسُلِ مِن قَبۡلِكَۚ إِنَّ رَبَّكَ لَذُو مَغۡفِرَةٍ وَذُو عِقَابٍ أَلِيمٍ ٤٣Akukho lutho olushiwoyo kuwena ngaphandle kwaloko okwashiwo esithunyweni ngaphambilini kwakho, ngempela iNkosi yakho ngumnikazi wentethelelo futhi ngumnikazi wesijeziso esibuhlungu وَلَوۡ جَعَلۡنَٰهُ قُرۡءَانًا أَعۡجَمِيًّا لَّقَالُواْ لَوۡلَا فُصِّلَتۡ ءَايَٰتُهُۥٓۖ ءَا۬عۡجَمِيٌّ وَعَرَبِيٌّۗ قُلۡ هُوَ لِلَّذِينَ ءَامَنُواْ هُدًى وَشِفَآءٌۚ وَٱلَّذِينَ لَا يُؤۡمِنُونَ فِيٓ ءَاذَانِهِمۡ وَقۡرٌ وَهُوَ عَلَيۡهِمۡ عَمًىۚ أُوْلَٰٓئِكَ يُنَادَوۡنَ مِن مَّكَانِۭ بَعِيدٍ ٤٤Futhi ukube besiyenzile iQur’an ngolimi lakwelinye izwe ngempela babezokuthi, “ kungani ingachazwanga imininingwane yamavesi ayo? Kungani hhayi ngesi-Arabhu kanye nom’Arabhu?” ithi yona eyalabo abakholwayo, umholi kanye nomelaphi futhi labo abangakholwa ezindlebeni zabo kunobuthuli futhi bona (ubuthuli) kuwubumpumputhe kubona, labo-ke babizwa endaweni ekude وَلَقَدۡ ءَاتَيۡنَا مُوسَى ٱلۡكِتَٰبَ فَٱخۡتُلِفَ فِيهِۚ وَلَوۡلَا كَلِمَةٌ سَبَقَتۡ مِن رَّبِّكَ لَقُضِيَ بَيۡنَهُمۡۚ وَإِنَّهُمۡ لَفِي شَكٍّ مِّنۡهُ مُرِيبٍ ٤٥Futhi ngempela samnikeza uMose incwadi kwase kuvela impikiswano kuyo futhi ukube kwakungesingenxa yegama elaselidlulile elivela eNkosini yakho, ngempela kwakuzokwehlulelwa phakathi kwabo futhi ngempela bona basekungabazeni okukhulu ngayo مَّنۡ عَمِلَ صَٰلِحًا فَلِنَفۡسِهِۦۖ وَمَنۡ أَسَآءَ فَعَلَيۡهَاۗ وَمَا رَبُّكَ بِظَلَّٰمٍ لِّلۡعَبِيدِ ٤٦Noma ngabe ngubani owenza okulungileyo ngakho-ke kungokomphefumulo wakhe futhi noma ngabe ngubani owenza okubi ngakho-ke kuphambene naye futhi iNkosi yakho ayinako ukungabi nobulungiswa ezincekwini
۞ إِلَيۡهِ يُرَدُّ عِلۡمُ ٱلسَّاعَةِۚ وَمَا تَخۡرُجُ مِن ثَمَرَٰتٍ مِّنۡ أَكۡمَامِهَا وَمَا تَحۡمِلُ مِنۡ أُنثَىٰ وَلَا تَضَعُ إِلَّا بِعِلۡمِهِۦۚ وَيَوۡمَ يُنَادِيهِمۡ أَيۡنَ شُرَكَآءِي قَالُوٓاْ ءَاذَنَّٰكَ مَا مِنَّا مِن شَهِيدٍ ٤٧Luqondene naye ulwazi lwehora futhi asikho isithelo esiphumayo ekhasini laso futhi akekho owesifazane okhulelwayo noma azale ngaphandle kolwazi lwakhe futhi ngosuku lapho ebabiza (ethi) “baphi abahlanganyeli bami bayothi, “ siyamemezela kuwena ukuthi akekho phakathi kwethu ufakazi” وَضَلَّ عَنۡهُم مَّا كَانُواْ يَدۡعُونَ مِن قَبۡلُۖ وَظَنُّواْ مَا لَهُم مِّن مَّحِيصٍ ٤٨Futhi kuyonyamalala kubona lokho ababekubiza ngaphambilini futhi bayocabanga ukuthi abanayo indawo yokukhosela لَّا يَسۡـَٔمُ ٱلۡإِنسَٰنُ مِن دُعَآءِ ٱلۡخَيۡرِ وَإِن مَّسَّهُ ٱلشَّرُّ فَيَـُٔوسٌ قَنُوطٌ ٤٩Umuntu akakhathali ukucela okuhle kepha uma ethintwa okubi uphatheka kabi aphelelwe yithemba وَلَئِنۡ أَذَقۡنَٰهُ رَحۡمَةً مِّنَّا مِنۢ بَعۡدِ ضَرَّآءَ مَسَّتۡهُ لَيَقُولَنَّ هَٰذَا لِي وَمَآ أَظُنُّ ٱلسَّاعَةَ قَآئِمَةً وَلَئِن رُّجِعۡتُ إِلَىٰ رَبِّيٓ إِنَّ لِي عِندَهُۥ لَلۡحُسۡنَىٰۚ فَلَنُنَبِّئَنَّ ٱلَّذِينَ كَفَرُواْ بِمَا عَمِلُواْ وَلَنُذِيقَنَّهُم مِّنۡ عَذَابٍ غَلِيظٍ ٥٠Futhi uma simzwisa umusa ovela kuthina emva kokuba ukuhlupheka sekumthintile ngempela uthi, “lokhu kungokwami futhi angicabangi ukuthi ihora liyofika futhi uma ngiphindiselwe وَإِذَآ أَنۡعَمۡنَا عَلَى ٱلۡإِنسَٰنِ أَعۡرَضَ وَنَـَٔا بِجَانِبِهِۦ وَإِذَا مَسَّهُ ٱلشَّرُّ فَذُو دُعَآءٍ عَرِيضٍ ٥١eNkosini yami ngempela okwami okuhle kakhulu kuyona, ngakho-ke ngempela siyobatshela labo abangakholwanga ngalokho ababekwenza futhi ngempela siyobazwisa isijeziso esinzima قُلۡ أَرَءَيۡتُمۡ إِن كَانَ مِنۡ عِندِ ٱللَّهِ ثُمَّ كَفَرۡتُم بِهِۦ مَنۡ أَضَلُّ مِمَّنۡ هُوَ فِي شِقَاقِۭ بَعِيدٍ ٥٢Futhi uma sikhombisa umusa kumuntu uyahoxa futhi afulathele kepha uma ethintwa okubi wenza umthandazo omude سَنُرِيهِمۡ ءَايَٰتِنَا فِي ٱلۡأٓفَاقِ وَفِيٓ أَنفُسِهِمۡ حَتَّىٰ يَتَبَيَّنَ لَهُمۡ أَنَّهُ ٱلۡحَقُّۗ أَوَلَمۡ يَكۡفِ بِرَبِّكَ أَنَّهُۥ عَلَىٰ كُلِّ شَيۡءٍ شَهِيدٌ ٥٣Ithi, “ngakube nibonile yini uma ivela kuMvelinqangi (iQur’an) nabeseniyayiphika, ngakube ngubani oduke kakhulu kunalowo osekuhlubukeni okukude le!” أَلَآ إِنَّهُمۡ فِي مِرۡيَةٍ مِّن لِّقَآءِ رَبِّهِمۡۗ أَلَآ إِنَّهُۥ بِكُلِّ شَيۡءٍ مُّحِيطُۢ ٥٤Siyobakhombisa izimpawu zethu emhlabeni kanye nasemiphefumulweni yabo kuze kube sobala kubona ukuthi yona iyiqiniso, ngakube akwanele yini ukuthi iNkosi yakho yona ingufakazi phezulu kwezinto zonke? 55. Bheka! Ngempela bona basekungabazeni mayelana nokuhlangana ne Nkosi yabo, Bheka! Ngempela yona ingamele zonke izinto