بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
صٓۚ وَٱلۡقُرۡءَانِ ذِي ٱلذِّكۡرِ ١Swad, ngeQur’an enesikhumbuzo بَلِ ٱلَّذِينَ كَفَرُواْ فِي عِزَّةٍ وَشِقَاقٍ ٢Kepha labo abangakholwanga basekuziphazamiseni nasekuphikisaneni كَمۡ أَهۡلَكۡنَا مِن قَبۡلِهِم مِّن قَرۡنٍ فَنَادَواْ وَّلَاتَ حِينَ مَنَاصٍ ٣Zingaki izizukulwane esazibhubhisa ngaphambilini kwabo ngakho-ke zakhala kulapho sasingekho isikhathi sokuphunyuka وَعَجِبُوٓاْ أَن جَآءَهُم مُّنذِرٌ مِّنۡهُمۡۖ وَقَالَ ٱلۡكَٰفِرُونَ هَٰذَا سَٰحِرٌ كَذَّابٌ ٤Futhi bamangale ukuthi bafikelwe ngumxwayisi ophuma phakathi kwabo futhi abangakholwanga bathi, “lona ngumlubi umqambimanga” أَجَعَلَ ٱلۡأٓلِهَةَ إِلَٰهًا وَٰحِدًاۖ إِنَّ هَٰذَا لَشَيۡءٌ عُجَابٌ ٥Ngakube wenza izithixo uNkulunkulu oyedwa na? ngempela lokhu kuyinto emangalisayo وَٱنطَلَقَ ٱلۡمَلَأُ مِنۡهُمۡ أَنِ ٱمۡشُواْ وَٱصۡبِرُواْ عَلَىٰٓ ءَالِهَتِكُمۡۖ إِنَّ هَٰذَا لَشَيۡءٌ يُرَادُ ٦Futhi abaholi phakathi kwabo basuka bahamba, hambani futhi nibambelele ezithixweni zenu ngempela lokhu kuyinto ehlosiwe مَا سَمِعۡنَا بِهَٰذَا فِي ٱلۡمِلَّةِ ٱلۡأٓخِرَةِ إِنۡ هَٰذَآ إِلَّا ٱخۡتِلَٰقٌ ٧Asikaze sizwe ngalokhu enkolweni yokugcina, lokhu akuyilutho ngaphandle komqambo أَءُنزِلَ عَلَيۡهِ ٱلذِّكۡرُ مِنۢ بَيۡنِنَاۚ بَلۡ هُمۡ فِي شَكٍّ مِّن ذِكۡرِيۚ بَل لَّمَّا يَذُوقُواْ عَذَابِ ٨Ngakube sehliselwe phezulu kwakhe yini isikhumbuzo phakathi kwethu? Kepha bona basekungabazeni mayelana nesikhumbuzo, kepha abakasizwa isijeziso sami أَمۡ عِندَهُمۡ خَزَآئِنُ رَحۡمَةِ رَبِّكَ ٱلۡعَزِيزِ ٱلۡوَهَّابِ ٩Noma, ngakube banawo yini amagugu omusa weNkosi yakho ephakeme ngamandla, ephanayo أَمۡ لَهُم مُّلۡكُ ٱلسَّمَٰوَٰتِ وَٱلۡأَرۡضِ وَمَا بَيۡنَهُمَاۖ فَلۡيَرۡتَقُواْ فِي ٱلۡأَسۡبَٰبِ ١٠Nomaokwaboumbusowamazulunomhlabakanyenakokonke okuphakathi kwako kokubili? Ngakho-ke mabakhuphuke ngemizamo (yabo) جُندٌ مَّا هُنَالِكَ مَهۡزُومٌ مِّنَ ٱلۡأَحۡزَابِ ١١Isixuku esiyohlulwa lapho phakathi kwezinhlangano كَذَّبَتۡ قَبۡلَهُمۡ قَوۡمُ نُوحٍ وَعَادٌ وَفِرۡعَوۡنُ ذُو ٱلۡأَوۡتَادِ ١٢Abantu baNowa baphika ngaphambilini kwabo kanye no-Ad noFaro وَثَمُودُ وَقَوۡمُ لُوطٍ وَأَصۡحَٰبُ لۡـَٔيۡكَةِۚ أُوْلَٰٓئِكَ ٱلۡأَحۡزَابُ ١٣NoThamud nabantu baLothi kanye nezihlali zase-Ayka إِن كُلٌّ إِلَّا كَذَّبَ ٱلرُّسُلَ فَحَقَّ عِقَابِ ١٤Babengenzi lutho ngaphandle kokuphika izithunywa ngakho- ke saqiniseka isijeziso sami وَمَا يَنظُرُ هَٰٓؤُلَآءِ إِلَّا صَيۡحَةً وَٰحِدَةً مَّا لَهَا مِن فَوَاقٍ ١٥Futhi laba abalindele lutho ngaphandle kokukhala (kwecilongo) okukodwa angeke kube nokulibala وَقَالُواْ رَبَّنَا عَجِّل لَّنَا قِطَّنَا قَبۡلَ يَوۡمِ ٱلۡحِسَابِ ١٦Futhi bathi, “Nkosi yethu sisheshisele ingxenye yethu ngaphambili kosuku lokubala (lokwahlulela)” ٱصۡبِرۡ عَلَىٰ مَا يَقُولُونَ وَٱذۡكُرۡ عَبۡدَنَا دَاوُۥدَ ذَا ٱلۡأَيۡدِۖ إِنَّهُۥٓ أَوَّابٌ ١٧Kubekezelele lokho abakushoyo futhi khumbula inceku yethu uDavide onamandla ngempela yena wayephendukela emumva ngokuzisola إِنَّا سَخَّرۡنَا ٱلۡجِبَالَ مَعَهُۥ يُسَبِّحۡنَ بِٱلۡعَشِيِّ وَٱلۡإِشۡرَاقِ ١٨Ngempela sazenza izintaba kanye naye ukuthi badumise (uMvelinqangi) kusihlwa nasekuseni وَٱلطَّيۡرَ مَحۡشُورَةًۖ كُلٌّ لَّهُۥٓ أَوَّابٌ ١٩Kanye nezinyoni zaqoqana ndawonye, konke kwakumthobela وَشَدَدۡنَا مُلۡكَهُۥ وَءَاتَيۡنَٰهُ ٱلۡحِكۡمَةَ وَفَصۡلَ ٱلۡخِطَابِ ٢٠Futhi sawuqinisa umbuso wakhe futhi samupha ubuhlakani nokukhuluma ۞ وَهَلۡ أَتَىٰكَ نَبَؤُاْ ٱلۡخَصۡمِ إِذۡ تَسَوَّرُواْ ٱلۡمِحۡرَابَ ٢١Futhi ngakube sezifikile kuwena izindaba zezitha ngenkathi zingena egunjini lokuthandaza na إِذۡ دَخَلُواْ عَلَىٰ دَاوُۥدَ فَفَزِعَ مِنۡهُمۡۖ قَالُواْ لَا تَخَفۡۖ خَصۡمَانِ بَغَىٰ بَعۡضُنَا عَلَىٰ بَعۡضٍ فَٱحۡكُم بَيۡنَنَا بِٱلۡحَقِّ وَلَا تُشۡطِطۡ وَٱهۡدِنَآ إِلَىٰ سَوَآءِ ٱلصِّرَٰطِ ٢٢Ngenkathi zingena kuDavide ngakho-ke wazesaba zathi, “izimbangi ezimbili ungesabi omunye wethu wone omunye ngakho-ke yehlulela phakathi kwethu ngeqiniso futhi ungabi ngongenabo ubulungiswa futhi siholele endleleni elungile إِنَّ هَٰذَآ أَخِي لَهُۥ تِسۡعٌ وَتِسۡعُونَ نَعۡجَةً وَلِيَ نَعۡجَةٌ وَٰحِدَةٌ فَقَالَ أَكۡفِلۡنِيهَا وَعَزَّنِي فِي ٱلۡخِطَابِ ٢٣Ngempela lona ngumfowethu unezimvukazi ezingamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye mina nginemvukazi eyodwa, wayesethi, “nginike yona” futhi wangehlula ngempela قَالَ لَقَدۡ ظَلَمَكَ بِسُؤَالِ نَعۡجَتِكَ إِلَىٰ نِعَاجِهِۦۖ وَإِنَّ كَثِيرًا مِّنَ ٱلۡخُلَطَآءِ لَيَبۡغِي بَعۡضُهُمۡ عَلَىٰ بَعۡضٍ إِلَّا ٱلَّذِينَ ءَامَنُواْ وَعَمِلُواْ ٱلصَّٰلِحَٰتِ وَقَلِيلٌ مَّا هُمۡۗ وَظَنَّ دَاوُۥدُ أَنَّمَا فَتَنَّٰهُ فَٱسۡتَغۡفَرَ رَبَّهُۥ وَخَرَّۤ رَاكِعًاۤ وَأَنَابَ ۩ ٢٤Wathi (uDavide), “ngempela wenze okungenabo ubulungiswa kuwena ngokufuna imvukazi yakho ezimvukazini zakhe futhi ngempela baningi abahlanganyeli abacindezelana bodwa ngaphandle kwalabo abakholwayo futhi abenza okulungileyo futhi bambalwa labo” futhi uDavide wabona ukuthi simlingile, ngakho-ke wacela intethelelo eNkosini yakhe, wawa phansi wazithoba futhi waphendukela kuMvelinqangi ngokuzisola فَغَفَرۡنَا لَهُۥ ذَٰلِكَۖ وَإِنَّ لَهُۥ عِندَنَا لَزُلۡفَىٰ وَحُسۡنَ مَـَٔابٍ ٢٥Ngakho-ke samthethelela lokho futhi ngempela okwakhe ukusondela kuthina kanye nendawo yokuphindela enhle يَٰدَاوُۥدُ إِنَّا جَعَلۡنَٰكَ خَلِيفَةً فِي ٱلۡأَرۡضِ فَٱحۡكُم بَيۡنَ ٱلنَّاسِ بِٱلۡحَقِّ وَلَا تَتَّبِعِ ٱلۡهَوَىٰ فَيُضِلَّكَ عَن سَبِيلِ ٱللَّهِۚ إِنَّ ٱلَّذِينَ يَضِلُّونَ عَن سَبِيلِ ٱللَّهِ لَهُمۡ عَذَابٌ شَدِيدُۢ بِمَا نَسُواْ يَوۡمَ ٱلۡحِسَابِ ٢٦Oh Davide! Ngempela thina sakwenza waba ngumholi emhlabeni ngakho-ke yehlulela phakathi kwabantu ngeqiniso futhi ungazilandeli izifiso zizokudukisa endleleni kaMvelinqangi, ngempela labo abadukayo endleleni kaMvelinqangi okwabo yisijeziso esinzima ngenxa yokuthi balikhohlwa usuku lokwahlulela وَمَا خَلَقۡنَا ٱلسَّمَآءَ وَٱلۡأَرۡضَ وَمَا بَيۡنَهُمَا بَٰطِلًاۚ ذَٰلِكَ ظَنُّ ٱلَّذِينَ كَفَرُواْۚ فَوَيۡلٌ لِّلَّذِينَ كَفَرُواْ مِنَ ٱلنَّارِ ٢٧Futhi asizange siwadale amazulu nomhlaba kanye nako konke okuphakathi kwawo ngaphandle kwenhloso, lokho wabona walabo abangakholwanga ngakho-ke usizi kulabo abangakholelwanga emlilweni أَمۡ نَجۡعَلُ ٱلَّذِينَ ءَامَنُواْ وَعَمِلُواْ ٱلصَّٰلِحَٰتِ كَٱلۡمُفۡسِدِينَ فِي ٱلۡأَرۡضِ أَمۡ نَجۡعَلُ ٱلۡمُتَّقِينَ كَٱلۡفُجَّارِ ٢٨Noma nifisa ukuthi senze labo abakholwayo futhi abenza okuhle okulungileyo njengezoni emhlabeni noma senze abesaba (uMvelinqangi) njengabenzi bokubi na كِتَٰبٌ أَنزَلۡنَٰهُ إِلَيۡكَ مُبَٰرَكٌ لِّيَدَّبَّرُوٓاْ ءَايَٰتِهِۦ وَلِيَتَذَكَّرَ أُوْلُواْ ٱلۡأَلۡبَٰبِ ٢٩Yincwadi esayembula kuwena ibusisekile ukuze badlinze ngamavesi ayo futhi ukuze bakhumbule labo abaqondayo وَوَهَبۡنَا لِدَاوُۥدَ سُلَيۡمَٰنَۚ نِعۡمَ ٱلۡعَبۡدُ إِنَّهُۥٓ أَوَّابٌ ٣٠Futhi sanikeza uDavide uSolomoni, inceku enhle kakhulu ngempelayenawayephendukela(kuMvelinqangingokuzisola) إِذۡ عُرِضَ عَلَيۡهِ بِٱلۡعَشِيِّ ٱلصَّٰفِنَٰتُ ٱلۡجِيَادُ ٣١Ngenkathi (amahhashi) ayeveziwe ngaphambili kwakhe kusihlwa aqeqeshwe kahle فَقَالَ إِنِّيٓ أَحۡبَبۡتُ حُبَّ ٱلۡخَيۡرِ عَن ذِكۡرِ رَبِّي حَتَّىٰ تَوَارَتۡ بِٱلۡحِجَابِ ٣٢Ngakho-ke wathi, “ngempela mina ngithande uthando lobuhle kunenkumbulo yeNkosi yami kwaze kwaba yilapho (ilanga) linyamalala esembozweni (sobumnyama) رُدُّوهَا عَلَيَّۖ فَطَفِقَ مَسۡحَۢا بِٱلسُّوقِ وَٱلۡأَعۡنَاقِ ٣٣(Wathi), “wabuyiseleni kumina” wayeseqala ukuphulula imilenze kanye nezintamo (zamahhashi) وَلَقَدۡ فَتَنَّا سُلَيۡمَٰنَ وَأَلۡقَيۡنَا عَلَىٰ كُرۡسِيِّهِۦ جَسَدًا ثُمَّ أَنَابَ ٣٤Futhi ngempela samlinga uSolomoni futhi sabeka phezulu kwesihlalo sakhe sobukhosi umzimba wayesephenduka ngokuzisola قَالَ رَبِّ ٱغۡفِرۡ لِي وَهَبۡ لِي مُلۡكًا لَّا يَنۢبَغِي لِأَحَدٍ مِّنۢ بَعۡدِيٓۖ إِنَّكَ أَنتَ ٱلۡوَهَّابُ ٣٥Wathi, “Nkosi yami ngithethelele futhi ungiphe ubukhosi obungeke bufanele ngisho noma munye emva kwami, ngempela wena ungophayo” فَسَخَّرۡنَا لَهُ ٱلرِّيحَ تَجۡرِي بِأَمۡرِهِۦ رُخَآءً حَيۡثُ أَصَابَ ٣٦Ngakho-ke sawenza umoya wamthobela waheleza ngempoqo yakhe noma ngabe yikuphi lapho ewuthumela khona وَٱلشَّيَٰطِينَ كُلَّ بَنَّآءٍ وَغَوَّاصٍ ٣٧Nabosathane bonke abakhi kanye nabatshuzi وَءَاخَرِينَ مُقَرَّنِينَ فِي ٱلۡأَصۡفَادِ ٣٨Kanye nabanye ababoshwe ngamaketango هَٰذَا عَطَآؤُنَا فَٱمۡنُنۡ أَوۡ أَمۡسِكۡ بِغَيۡرِ حِسَابٍ ٣٩Lokhu yisipho sethu ngakho-ke yipha noma ugodle ngaphandle kokubala وَإِنَّ لَهُۥ عِندَنَا لَزُلۡفَىٰ وَحُسۡنَ مَـَٔابٍ ٤٠Futhi ngempela okwakhe ukusondela kuthina futhi indawo enhle yokuphindela وَٱذۡكُرۡ عَبۡدَنَآ أَيُّوبَ إِذۡ نَادَىٰ رَبَّهُۥٓ أَنِّي مَسَّنِيَ ٱلشَّيۡطَٰنُ بِنُصۡبٍ وَعَذَابٍ ٤١Futhi khumbula inceku yethu u-Ayub (uJobe) ngenkathi ememeza iNkosi yakhe (ethi), “ngempela usathane ungithinte ngenkathazo nangesijeziso ٱرۡكُضۡ بِرِجۡلِكَۖ هَٰذَا مُغۡتَسَلُۢ بَارِدٌ وَشَرَابٌ ٤٢Gxoba ngonyawo lwakho lena yindawo yokugeza ebandayo kanye neyokuphuza وَوَهَبۡنَا لَهُۥٓ أَهۡلَهُۥ وَمِثۡلَهُم مَّعَهُمۡ رَحۡمَةً مِّنَّا وَذِكۡرَىٰ لِأُوْلِي ٱلۡأَلۡبَٰبِ ٤٣Futhi samnikeza abantu bakhe (nabafana nabo kanye nabo) sabaphinda ngumusa ovela kuthina nesikhumbuzo salabo abaqondayo وَخُذۡ بِيَدِكَ ضِغۡثًا فَٱضۡرِب بِّهِۦ وَلَا تَحۡنَثۡۗ إِنَّا وَجَدۡنَٰهُ صَابِرًاۚ نِّعۡمَ ٱلۡعَبۡدُ إِنَّهُۥٓ أَوَّابٌ ٤٤Futhi thatha ngesandla sakho isixhawu sotshani bese ushaya ngaso umkakho futhi ungasephuli isethembiso sakho, ngempela samthola engobekezelayo, inceku enhle kakhulu ngempela yena wayengokuphendukayo ngokuzisola وَٱذۡكُرۡ عِبَٰدَنَآ إِبۡرَٰهِيمَ وَإِسۡحَٰقَ وَيَعۡقُوبَ أُوْلِي ٱلۡأَيۡدِي وَٱلۡأَبۡصَٰرِ ٤٥Futhi khumbula izinceku zethu إِنَّآ أَخۡلَصۡنَٰهُم بِخَالِصَةٍ ذِكۡرَى ٱلدَّارِ ٤٦U-Abrahamu no-Isaka kanye noJakobe bangabantu bamandla kanye nombono وَإِنَّهُمۡ عِندَنَا لَمِنَ ٱلۡمُصۡطَفَيۡنَ ٱلۡأَخۡيَارِ ٤٧Ngempela thina sabakhetha (ngokubanika) isikhumbuzo sendawo yokuhlala وَٱذۡكُرۡ إِسۡمَٰعِيلَ وَٱلۡيَسَعَ وَذَا ٱلۡكِفۡلِۖ وَكُلٌّ مِّنَ ٱلۡأَخۡيَارِ ٤٨Futhi ngempela bona kuthina bangabanye babakhethiwe ukwedlula bonke هَٰذَا ذِكۡرٌۚ وَإِنَّ لِلۡمُتَّقِينَ لَحُسۡنَ مَـَٔابٍ ٤٩Futhi khumbula u-Ishmayeli no-Elisha no-Dhul-Kilf, Futhi bonke babengabanye babahle kakhulu جَنَّٰتِ عَدۡنٍ مُّفَتَّحَةً لَّهُمُ ٱلۡأَبۡوَٰبُ ٥٠Lesi yisikhumbuzo, futhi ngempela kwabakholwayo kunendawo enhle yokubuyela مُتَّكِـِٔينَ فِيهَا يَدۡعُونَ فِيهَا بِفَٰكِهَةٍ كَثِيرَةٍ وَشَرَابٍ ٥١Izivande zangunaphakade amasango azo ayobavulekela ۞ وَعِندَهُمۡ قَٰصِرَٰتُ ٱلطَّرۡفِ أَتۡرَابٌ ٥٢Bacambalale lapho phakathi bayomemeza lapho phakathi (becela) izithelo eziningi kanye nokuphuzwayo هَٰذَا مَا تُوعَدُونَ لِيَوۡمِ ٱلۡحِسَابِ ٥٣Futhi eduzane kuyobe kunabesifazane abayobe bezithobile ekubhekeni, ontanga ngeminyaka إِنَّ هَٰذَا لَرِزۡقُنَا مَا لَهُۥ مِن نَّفَادٍ ٥٤Lokhu yilokhu enethenjiswa kona kwelanga lokubala هَٰذَاۚ وَإِنَّ لِلطَّٰغِينَ لَشَرَّ مَـَٔابٍ ٥٥Ngempela lokhu yisabelo sethu esingeke siphele جَهَنَّمَ يَصۡلَوۡنَهَا فَبِئۡسَ ٱلۡمِهَادُ ٥٦Lokhu, futhi ngempela kwabenza okubi kunesiphetho esibi sokubuyela هَٰذَا فَلۡيَذُوقُوهُ حَمِيمٌ وَغَسَّاقٌ ٥٧Isihogo bayongena kusona, yimbi leyondawo yokuphumula وَءَاخَرُ مِن شَكۡلِهِۦٓ أَزۡوَٰجٌ ٥٨Lokhu abakuzwe amanzi abilayo kanye nobovu هَٰذَا فَوۡجٌ مُّقۡتَحِمٌ مَّعَكُمۡ لَا مَرۡحَبَۢا بِهِمۡۚ إِنَّهُمۡ صَالُواْ ٱلنَّارِ ٥٩Kanye nokunye kohlobo lwako قَالُواْ بَلۡ أَنتُمۡ لَا مَرۡحَبَۢا بِكُمۡۖ أَنتُمۡ قَدَّمۡتُمُوهُ لَنَاۖ فَبِئۡسَ ٱلۡقَرَارُ ٦٠Leli yiqembu elingena kanye nani, angeke bemukelwe ngempela bona bayongena emlilweni قَالُواْ رَبَّنَا مَن قَدَّمَ لَنَا هَٰذَا فَزِدۡهُ عَذَابًا ضِعۡفًا فِي ٱلنَّارِ ٦١Bayothi, “Chabo! Nina anemukelwe, nina nakuletha kuthina yimbi indawo yokuhlala” وَقَالُواْ مَا لَنَا لَا نَرَىٰ رِجَالًا كُنَّا نَعُدُّهُم مِّنَ ٱلۡأَشۡرَارِ ٦٢Futhi bayothi, “Nkosi yethu lowo owaletha lokhu kuthina ngakho-ke mnezelele ngesijeziso esiphindwe kabili emlilweni” أَتَّخَذۡنَٰهُمۡ سِخۡرِيًّا أَمۡ زَاغَتۡ عَنۡهُمُ ٱلۡأَبۡصَٰرُ ٦٣Futhi bayothi, “kungani singawaboni amadoda (abantu) esasibabala phakathi kwabalungileyo إِنَّ ذَٰلِكَ لَحَقٌّ تَخَاصُمُ أَهۡلِ ٱلنَّارِ ٦٤Ngakube sibathathe njengenhlekisa noma amehlo akakwazi ukubabona قُلۡ إِنَّمَآ أَنَا۠ مُنذِرٌۖ وَمَا مِنۡ إِلَٰهٍ إِلَّا ٱللَّهُ ٱلۡوَٰحِدُ ٱلۡقَهَّارُ ٦٥Ngempela lelo yiqiniso – ingxabano nokuphikisana kwabantu bomlilo رَبُّ ٱلسَّمَٰوَٰتِ وَٱلۡأَرۡضِ وَمَا بَيۡنَهُمَا ٱلۡعَزِيزُ ٱلۡغَفَّٰرُ ٦٦Ithi,“kuphelaminangingumxwayisifuthiakekhouNkulunkulu ekufanele akhonzwe ngaphandle kukaMvelinqangi oyedwa umnqobi” قُلۡ هُوَ نَبَؤٌاْ عَظِيمٌ ٦٧INkosi yamazulu nomhlaba kanye nako konke okuphakathi kwako kokubili iphakeme ngamandla, iyathethelela أَنتُمۡ عَنۡهُ مُعۡرِضُونَ ٦٨Ithi, “loko kuyizindaba ezinkulu” مَا كَانَ لِيَ مِنۡ عِلۡمِۭ بِٱلۡمَلَإِ ٱلۡأَعۡلَىٰٓ إِذۡ يَخۡتَصِمُونَ ٦٩Nina enizifulathelayo إِن يُوحَىٰٓ إِلَيَّ إِلَّآ أَنَّمَآ أَنَا۠ نَذِيرٌ مُّبِينٌ ٧٠Anginalo ulwazi ngabaholi (izinduna) eziphakeme ngenkathi ziphikisana إِذۡ قَالَ رَبُّكَ لِلۡمَلَٰٓئِكَةِ إِنِّي خَٰلِقُۢ بَشَرًا مِّن طِينٍ ٧١Akwembulwanga lutho kumina ngaphandle kokuthi mina ngingumxwayisi ogqamile kuphela فَإِذَا سَوَّيۡتُهُۥ وَنَفَخۡتُ فِيهِ مِن رُّوحِي فَقَعُواْ لَهُۥ سَٰجِدِينَ ٧٢Khumbula ngenkathi iNkosi yakho ithi ezingelosini, “ngempela mina ngingumdali womuntu ngobumba” فَسَجَدَ ٱلۡمَلَٰٓئِكَةُ كُلُّهُمۡ أَجۡمَعُونَ ٧٣Ngakho-ke kwathi lapho sengimenzile ngamphefumulela ngomoya wami nabe seniwa phansi najabalala ngaphambili kwakhe إِلَّآ إِبۡلِيسَ ٱسۡتَكۡبَرَ وَكَانَ مِنَ ٱلۡكَٰفِرِينَ ٧٤Ngakho-ke izingelosi zaguqa ngokuzithoba zonke ndawonye قَالَ يَٰٓإِبۡلِيسُ مَا مَنَعَكَ أَن تَسۡجُدَ لِمَا خَلَقۡتُ بِيَدَيَّۖ أَسۡتَكۡبَرۡتَ أَمۡ كُنتَ مِنَ ٱلۡعَالِينَ ٧٥Ngaphandle kuka-Iblis waqhosha futhi wabangomunye wabangakholwa قَالَ أَنَا۠ خَيۡرٌ مِّنۡهُ خَلَقۡتَنِي مِن نَّارٍ وَخَلَقۡتَهُۥ مِن طِينٍ ٧٦Wathi (uMvelinqangi), “Oh Iblis! Yini ekuvimbelayo ukuthi uthobele lowo engimdale ngezandla zami zombili na? Ngakube uziphakamisile noma ubengomunye walabo abaphakeme na قَالَ فَٱخۡرُجۡ مِنۡهَا فَإِنَّكَ رَجِيمٌ ٧٧Wathi (u-Iblis) mina ngingcono kunaye ungidale ngomlilo wabe sewumdala ngobumba وَإِنَّ عَلَيۡكَ لَعۡنَتِيٓ إِلَىٰ يَوۡمِ ٱلدِّينِ ٧٨Wathi (uMvelinqangi) ngakho-ke phuma kulona (izulu) ngempela wena ungogxoshiweyo قَالَ رَبِّ فَأَنظِرۡنِيٓ إِلَىٰ يَوۡمِ يُبۡعَثُونَ ٧٩Futhi ngempela siphezu kwakho isiqalekiso sami kuze kube usuku lokwehlulela قَالَ فَإِنَّكَ مِنَ ٱلۡمُنظَرِينَ ٨٠Wathi (u-Iblis), “Nkosi yami nginike ithuba kuze kube usuku abayovuswa ngalo إِلَىٰ يَوۡمِ ٱلۡوَقۡتِ ٱلۡمَعۡلُومِ ٨١(UMvelinqangi) wathi ngakho-ke ngempela wena ungomunye wabanikwe ithuba قَالَ فَبِعِزَّتِكَ لَأُغۡوِيَنَّهُمۡ أَجۡمَعِينَ ٨٢Kuze kube wusuku lwesikhathi esaziwayo إِلَّا عِبَادَكَ مِنۡهُمُ ٱلۡمُخۡلَصِينَ ٨٣Wathi, “ngakho-ke ngokuhlonipheka kwakho ngempela ngizobadukisa bonke” قَالَ فَٱلۡحَقُّ وَٱلۡحَقَّ أَقُولُ ٨٤Ngaphandle kwezinceku zakho ezikhethiwe phakathi kwabo لَأَمۡلَأَنَّ جَهَنَّمَ مِنكَ وَمِمَّن تَبِعَكَ مِنۡهُمۡ أَجۡمَعِينَ ٨٥Wathi, “yiqiniso futhi yiqiniso engilishoyo” قُلۡ مَآ أَسۡـَٔلُكُمۡ عَلَيۡهِ مِنۡ أَجۡرٍ وَمَآ أَنَا۠ مِنَ ٱلۡمُتَكَلِّفِينَ ٨٦Ngempela ngizogcwalisa isihogo ngawe kanye nangabobonke abakulandelayo phakathi kwabo إِنۡ هُوَ إِلَّا ذِكۡرٌ لِّلۡعَٰلَمِينَ ٨٧Ithi anginiceli umvuzo ngako futhi mina angiyena omunye wabakhohlisi وَلَتَعۡلَمُنَّ نَبَأَهُۥ بَعۡدَ حِينِۭ ٨٨Akuyilutho ngaphandle kwesikhumbuzo emihlabeni. 89. Futhi ngempela nizozazi izindaba zaso emva kwesikhashana