بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
لَآ أُقۡسِمُ بِهَٰذَا ٱلۡبَلَدِ ١Ngifunga ngaleli dolobha (Makkah) وَأَنتَ حِلُّۢ بِهَٰذَا ٱلۡبَلَدِ ٢Futhi wena (uMphrofethi) uvunyelwe kulelidolobha وَوَالِدٍ وَمَا وَلَدَ ٣Futhi ngifunga ngomzali kanye nalokho akuzalayo لَقَدۡ خَلَقۡنَا ٱلۡإِنسَٰنَ فِي كَبَدٍ ٤Ngempela samdala umuntu ebunzimeni أَيَحۡسَبُ أَن لَّن يَقۡدِرَ عَلَيۡهِ أَحَدٌ ٥Ngakube ucabanga ukuthi akasoze abekhona ongaphezulu kwakhe ongamehlula يَقُولُ أَهۡلَكۡتُ مَالًا لُّبَدًا ٦Uthi, “ngichithe umnotho omningi” أَيَحۡسَبُ أَن لَّمۡ يَرَهُۥٓ أَحَدٌ ٧Ngakube ucabanga ukuthi akekho noyedwa ombonayo أَلَمۡ نَجۡعَل لَّهُۥ عَيۡنَيۡنِ ٨Asizange yini simenzele amehlo amabili وَلِسَانًا وَشَفَتَيۡنِ ٩Nolimi nezindebe ezimbili وَهَدَيۡنَٰهُ ٱلنَّجۡدَيۡنِ ١٠Futhi samholela ezindleleni ezimbili فَلَا ٱقۡتَحَمَ ٱلۡعَقَبَةَ ١١Kepha akakozami ukuhamba endleleni enyukayo (enzima) وَمَآ أَدۡرَىٰكَ مَا ٱلۡعَقَبَةُ ١٢Futhi yini ekwenza wazi ukuthi indlela eyenyukayo (inzima) فَكُّ رَقَبَةٍ ١٣Ukukhulula isigqila أَوۡ إِطۡعَٰمٌ فِي يَوۡمٍ ذِي مَسۡغَبَةٍ ١٤Noma ukondla ngosuku lwendlala يَتِيمًا ذَا مَقۡرَبَةٍ ١٥Intandane eyisihlobo أَوۡ مِسۡكِينًا ذَا مَتۡرَبَةٍ ١٦Noma umuntu ompofu osothulini (ngenxa yokuhlupheka) ثُمَّ كَانَ مِنَ ٱلَّذِينَ ءَامَنُواْ وَتَوَاصَوۡاْ بِٱلصَّبۡرِ وَتَوَاصَوۡاْ بِٱلۡمَرۡحَمَةِ ١٧Wayeseba ngomunye walabo abakholwayo futhi abayalana ngokubekezela futhi beyalana ngobubele أُوْلَٰٓئِكَ أَصۡحَٰبُ ٱلۡمَيۡمَنَةِ ١٨Labo-ke (bangabantu) abangakwesokunene وَٱلَّذِينَ كَفَرُواْ بِـَٔايَٰتِنَا هُمۡ أَصۡحَٰبُ ٱلۡمَشۡـَٔمَةِ ١٩Futhi labo abangakholwanga emavesini (ezimpawini) zethu bona (bangabantu) abangakwesokunxele عَلَيۡهِمۡ نَارٌ مُّؤۡصَدَةُۢ ٢٠Phezulu kwabo kunomlilo ovale nhlangothi zonke