السورة 113 · 5 آية · Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman
سورة الفلق باللغة الزولو
السورة بالعربية مع التفسير
استمع إلى سورة الفلق (1,313 قارئاً)
بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
قُلۡ أَعُوذُ بِرَبِّ ٱلۡفَلَقِ ١Yithi, “ngicela isiphephelo eNkosini yokusa” مِن شَرِّ مَا خَلَقَ ٢Ebubini balokho (iNkosi) eyakudala وَمِن شَرِّ غَاسِقٍ إِذَا وَقَبَ ٣Kanye nasebubini bobumnyama ngenkathi bufika (kuqala ukubamnyama) وَمِن شَرِّ ٱلنَّفَّٰثَٰتِ فِي ٱلۡعُقَدِ ٤Kanye nasebubini (balabo) abaphephetha emafindweni (abenza imilingo) وَمِن شَرِّ حَاسِدٍ إِذَا حَسَدَ ٥Kanye nasebubini bonomhawu uma esenomhawu
الترجمة: Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman.