بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
هَلۡ أَتَىٰكَ حَدِيثُ ٱلۡغَٰشِيَةِ ١Ngakube seyafika yini kuwena indaba yesehlakalo esehlulayo وُجُوهٌ يَوۡمَئِذٍ خَٰشِعَةٌ ٢Ubuso ngalolosuku buyothotshiswa عَامِلَةٌ نَّاصِبَةٌ ٣Busebenza bukhandlekile تَصۡلَىٰ نَارًا حَامِيَةً ٤Bungena emlilweni ovuthayo تُسۡقَىٰ مِنۡ عَيۡنٍ ءَانِيَةٍ ٥Buphuziswa esiphethwini esibilayo لَّيۡسَ لَهُمۡ طَعَامٌ إِلَّا مِن ضَرِيعٍ ٦Abanako ukudla ngaphandle kwesihlahla sameva sasesihogweni لَّا يُسۡمِنُ وَلَا يُغۡنِي مِن جُوعٍ ٧Isihlahla asondli futhi asisizi ekulweni nendlala وُجُوهٌ يَوۡمَئِذٍ نَّاعِمَةٌ ٨(Obunye) ubuso ngalolosuku buyothokoza لِّسَعۡيِهَا رَاضِيَةٌ ٩Buthokozela imizamo yabo فِي جَنَّةٍ عَالِيَةٍ ١٠Esivandeni esiphakeme لَّا تَسۡمَعُ فِيهَا لَٰغِيَةً ١١Awuyizwa lapho phakathi inkulumo eyilize (engamanga) فِيهَا عَيۡنٌ جَارِيَةٌ ١٢Lapho phakathi kunomthombo ogelezayo فِيهَا سُرُرٌ مَّرۡفُوعَةٌ ١٣Lapho phakathi kunemibhede ephakanyisiwe وَأَكۡوَابٌ مَّوۡضُوعَةٌ ١٤Nezinkomishi ezibekiwe وَنَمَارِقُ مَصۡفُوفَةٌ ١٥Nemiqamelo ebekwe yaba uhlu وَزَرَابِيُّ مَبۡثُوثَةٌ ١٦Kanye nabokhaphethi abendlaliwe أَفَلَا يَنظُرُونَ إِلَى ٱلۡإِبِلِ كَيۡفَ خُلِقَتۡ ١٧Ngakube abawaboni yini amakameli ukuthi adalwa kanjani na وَإِلَى ٱلسَّمَآءِ كَيۡفَ رُفِعَتۡ ١٨Nesibhakabhaka ukuthi saphakanyiswa kanjani وَإِلَى ٱلۡجِبَالِ كَيۡفَ نُصِبَتۡ ١٩Nezintaba ukuthi zakhiwa kanjani وَإِلَى ٱلۡأَرۡضِ كَيۡفَ سُطِحَتۡ ٢٠Nomhlaba ukuthi wendlalwa kanjani فَذَكِّرۡ إِنَّمَآ أَنتَ مُذَكِّرٌ ٢١Ngakho-ke khumbuza, kuphela wena ungumkhumbuzi لَّسۡتَ عَلَيۡهِم بِمُصَيۡطِرٍ ٢٢Awusiyena umphoqi kubona ukuthi bakholwe إِلَّا مَن تَوَلَّىٰ وَكَفَرَ ٢٣Ngaphandle kwalowo ofulathelayo futhi angakholwa فَيُعَذِّبُهُ ٱللَّهُ ٱلۡعَذَابَ ٱلۡأَكۡبَرَ ٢٤Ngakho-ke uMvelinqangi uyomjezisa ngesijeziso esikhulu kakhulu إِنَّ إِلَيۡنَآ إِيَابَهُمۡ ٢٥Ngempela kukuthina ukuphindela kwabo ثُمَّ إِنَّ عَلَيۡنَا حِسَابَهُم ٢٦Bese ngempela kuba kuthina ukubalelwa kwabo