بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
وَٱلَّيۡلِ إِذَا يَغۡشَىٰ ١Ngifunga ngobusuku uma bumboza (ngobumnyama) وَٱلنَّهَارِ إِذَا تَجَلَّىٰ ٢Futhi ngifunga ngemini uma ivela وَمَا خَلَقَ ٱلذَّكَرَ وَٱلۡأُنثَىٰٓ ٣Futhi ngifunga ngalowo owadala isilisa nesifazane إِنَّ سَعۡيَكُمۡ لَشَتَّىٰ ٤Ngempela ukuzabalaza kwenu kwehlukahlukene فَأَمَّا مَنۡ أَعۡطَىٰ وَٱتَّقَىٰ ٥Mayelana nalowo onikezayo futhi asabe (uMvelinqangi) وَصَدَّقَ بِٱلۡحُسۡنَىٰ ٦Futhi akholelwe kokuhle kakhulu فَسَنُيَسِّرُهُۥ لِلۡيُسۡرَىٰ ٧Manjalo siyomenzela lula indlela elula وَأَمَّا مَنۢ بَخِلَ وَٱسۡتَغۡنَىٰ ٨Futhi mayelana nalowo oncishanayo futhi ozibona ukuthi وَكَذَّبَ بِٱلۡحُسۡنَىٰ ٩Futhi uphika okuhle kakhulu فَسَنُيَسِّرُهُۥ لِلۡعُسۡرَىٰ ١٠Manjalo siyomenzela lula indlela eya ebunzimeni وَمَا يُغۡنِي عَنۡهُ مَالُهُۥٓ إِذَا تَرَدَّىٰٓ ١١Futhi ayimsizi ingcebo yakhe uma esewa (efa) إِنَّ عَلَيۡنَا لَلۡهُدَىٰ ١٢Ngempela kuphezulu kwethu ukuholwa وَإِنَّ لَنَا لَلۡأٓخِرَةَ وَٱلۡأُولَىٰ ١٣Futhi ngempela ngeyethu impilo ezayo neyamanje فَأَنذَرۡتُكُمۡ نَارًا تَلَظَّىٰ ١٤Ngakho-ke nganexwayisa ngomlilo ovuthayo لَا يَصۡلَىٰهَآ إِلَّا ٱلۡأَشۡقَى ١٥Akekho oyongena kuwona ngaphandle koyisoni kakhulu ٱلَّذِي كَذَّبَ وَتَوَلَّىٰ ١٦Lowo owaphika futhi wafulathela (endleleni eqondile) وَسَيُجَنَّبُهَا ٱلۡأَتۡقَى ١٧Futhi uyokuqhelelaniswa nabalungileyo ٱلَّذِي يُؤۡتِي مَالَهُۥ يَتَزَكَّىٰ ١٨Lowo onikela ngengcebo yakhe ukuze azihlanze وَمَا لِأَحَدٍ عِندَهُۥ مِن نِّعۡمَةٍ تُجۡزَىٰٓ ١٩Futhi akukho ngisho nakoyedwa kuyena emseni ukuze anikezwe wona إِلَّا ٱبۡتِغَآءَ وَجۡهِ رَبِّهِ ٱلۡأَعۡلَىٰ ٢٠Ngaphandle kokufuna ubuso beNkosi yakhe, ephakeme kakhulu وَلَسَوۡفَ يَرۡضَىٰ ٢١Futhi uzothokoza