ملة الإسلام

السورة 67 · 30 آية · Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman

سورة الملك باللغة الزولو

السورة بالعربية مع التفسير استمع إلى سورة الملك (1,412 قارئاً)
مكيةسورة الملك٣٠ آية

بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ

تَبَٰرَكَ ٱلَّذِي بِيَدِهِ ٱلۡمُلۡكُ وَهُوَ عَلَىٰ كُلِّ شَيۡءٍ قَدِيرٌ ١Ugcwele izibusiso lowo esandleni sakhe okunobukhosi (umbuso) futhi yena unamandla ngaphezulu kwazo zonke izinto ٱلَّذِي خَلَقَ ٱلۡمَوۡتَ وَٱلۡحَيَوٰةَ لِيَبۡلُوَكُمۡ أَيُّكُمۡ أَحۡسَنُ عَمَلًاۚ وَهُوَ ٱلۡعَزِيزُ ٱلۡغَفُورُ ٢Lowo owadala ukufa nokuphila ukuze anilinge ukuthi ngubani wenu ongcono kakhulu ngezenzo futhi yena (uMvelinqangi) uphakeme ngamandla uyathethelela ٱلَّذِي خَلَقَ سَبۡعَ سَمَٰوَٰتٍ طِبَاقًاۖ مَّا تَرَىٰ فِي خَلۡقِ ٱلرَّحۡمَٰنِ مِن تَفَٰوُتٍۖ فَٱرۡجِعِ ٱلۡبَصَرَ هَلۡ تَرَىٰ مِن فُطُورٍ ٣Lowo owadala amazulu ayisikhombisa elinye phezulu kwelinye angeke usibone isici ezidalweni zonomusa, ngakho-ke phinda ubuke, ngakube uyakubona ukuqhekeka ثُمَّ ٱرۡجِعِ ٱلۡبَصَرَ كَرَّتَيۡنِ يَنقَلِبۡ إِلَيۡكَ ٱلۡبَصَرُ خَاسِئًا وَهُوَ حَسِيرٌ ٤Ngakho-ke phinda ukubuka kwakho kabili, kuzobuya ukubona kwakho kuzithobile futhi kukhathele وَلَقَدۡ زَيَّنَّا ٱلسَّمَآءَ ٱلدُّنۡيَا بِمَصَٰبِيحَ وَجَعَلۡنَٰهَا رُجُومًا لِّلشَّيَٰطِينِۖ وَأَعۡتَدۡنَا لَهُمۡ عَذَابَ ٱلسَّعِيرِ ٥Futhi ngempela salenza labukeka lilihle izulu eliseduzane ngezibani (izinkanyezi) futhi sazenza (izinkanyezi) zaba yimijikijelokosathane(zivimbelaosathaneukuthibangasondeli ezulwini eliseduzane) futhi sabalungiselela (osathane) isijeziso somlilo ovuthayo وَلِلَّذِينَ كَفَرُواْ بِرَبِّهِمۡ عَذَابُ جَهَنَّمَۖ وَبِئۡسَ ٱلۡمَصِيرُ ٦Futhi okwalabo abangakholwa eNkosini yabo yisijeziso sesihogo futhi kubi lapho kuyiwa khona إِذَآ أُلۡقُواْ فِيهَا سَمِعُواْ لَهَا شَهِيقًا وَهِيَ تَفُورُ ٧Uma bephonswa phakathi kusona bayozwa umsindo waso (ukubhonga kwaso) kulapho sona sibila تَكَادُ تَمَيَّزُ مِنَ ٱلۡغَيۡظِۖ كُلَّمَآ أُلۡقِيَ فِيهَا فَوۡجٌ سَأَلَهُمۡ خَزَنَتُهَآ أَلَمۡ يَأۡتِكُمۡ نَذِيرٌ ٨Sicishe siqhume (ngenxa) yentukuthelo yaso enkulu, ngasosonke isikhathi uma kuphonswa phakathi kusona iqembu bayobabuza abaqaphi baso (bathi) “ akuzange yini kufike kunina umxwayisi (isithunywa sikaMvelinqangi) قَالُواْ بَلَىٰ قَدۡ جَآءَنَا نَذِيرٌ فَكَذَّبۡنَا وَقُلۡنَا مَا نَزَّلَ ٱللَّهُ مِن شَيۡءٍ إِنۡ أَنتُمۡ إِلَّا فِي ضَلَٰلٍ كَبِيرٍ ٩Bayothi, “yebo ngempela wafika kuthina umxwayisi manjalo samphika sabe sesithi uMvelinqangi akazange ehlisele lutho phansi (eyisambulo) nina (anisho lutho) ngaphandle kokuthi nisekudukeni okukhulu وَقَالُواْ لَوۡ كُنَّا نَسۡمَعُ أَوۡ نَعۡقِلُ مَا كُنَّا فِيٓ أَصۡحَٰبِ ٱلسَّعِيرِ ١٠Futhi bayothi, “ukube sasilalela noma sasinomqondo sasingeke sibe sezihlalini zomlilo ovuthayo فَٱعۡتَرَفُواْ بِذَنۢبِهِمۡ فَسُحۡقًا لِّأَصۡحَٰبِ ٱلسَّعِيرِ ١١Manjalo bayozivuma izono zabo, ngakho-ke azibe kude le izihlali zomlilo ovuthayo إِنَّ ٱلَّذِينَ يَخۡشَوۡنَ رَبَّهُم بِٱلۡغَيۡبِ لَهُم مَّغۡفِرَةٌ وَأَجۡرٌ كَبِيرٌ ١٢Ngempela labo abesaba iNkosi yabo esithe okwabo yintethelelo kanye nomvuzo omkhulu وَأَسِرُّواْ قَوۡلَكُمۡ أَوِ ٱجۡهَرُواْ بِهِۦٓۖ إِنَّهُۥ عَلِيمُۢ بِذَاتِ ٱلصُّدُورِ ١٣Futhi yifihleni inkulumo yenu noma niyiveze, ngempela yena uyisazi saloko okusezifubeni أَلَا يَعۡلَمُ مَنۡ خَلَقَ وَهُوَ ٱللَّطِيفُ ٱلۡخَبِيرُ ١٤Ngakube (u-Allah) akamazi yini lowo owadala? Kanti yena (uMvelinqangi) umnene ungamele (zonke izinto) هُوَ ٱلَّذِي جَعَلَ لَكُمُ ٱلۡأَرۡضَ ذَلُولًا فَٱمۡشُواْ فِي مَنَاكِبِهَا وَكُلُواْ مِن رِّزۡقِهِۦۖ وَإِلَيۡهِ ٱلنُّشُورُ ١٥Yena uyilowo owanenzela umhlaba ukuthi uthobe, ngakho-ke hambani ezindleleni zawo futhi nidle esabelweni sakhe futhi kukuyena (uMvelinqangi) ukuvuswa kwabafileyo ءَأَمِنتُم مَّن فِي ٱلسَّمَآءِ أَن يَخۡسِفَ بِكُمُ ٱلۡأَرۡضَ فَإِذَا هِيَ تَمُورُ ١٦Ngakube nizizwa niphephile yini kulowo osezulwini ukuthi angeke enze umhlaba unigwinye kulapho wona uzamazama أَمۡ أَمِنتُم مَّن فِي ٱلسَّمَآءِ أَن يُرۡسِلَ عَلَيۡكُمۡ حَاصِبًاۖ فَسَتَعۡلَمُونَ كَيۡفَ نَذِيرِ ١٧Noma nizizwa niphephile yini kulowo osezulwini ukuthi angeke athumele kunina isivunguvungu somoya onamatshe bese niyazi ukuthi sinjani isexwayiso وَلَقَدۡ كَذَّبَ ٱلَّذِينَ مِن قَبۡلِهِمۡ فَكَيۡفَ كَانَ نَكِيرِ ١٨Futhi ngempela baphika labo ababengaphambilini kwabo, manjalo (bheka) ukuthi sasisibi kanjami isijeziso sami أَوَلَمۡ يَرَوۡاْ إِلَى ٱلطَّيۡرِ فَوۡقَهُمۡ صَٰٓفَّٰتٍ وَيَقۡبِضۡنَۚ مَا يُمۡسِكُهُنَّ إِلَّا ٱلرَّحۡمَٰنُۚ إِنَّهُۥ بِكُلِّ شَيۡءِۭ بَصِيرٌ ١٩Abaziboni yini izinyoni ngaphezulu kwabo zivula amaphiko (kwesinye isikhathi) ziyawavala, akekho ozibambayo ngaphandle konomusa, ngempela yena zonke izinto uyazibona أَمَّنۡ هَٰذَا ٱلَّذِي هُوَ جُندٌ لَّكُمۡ يَنصُرُكُم مِّن دُونِ ٱلرَّحۡمَٰنِۚ إِنِ ٱلۡكَٰفِرُونَ إِلَّا فِي غُرُورٍ ٢٠Ngakube ngubani lona oyibutho lempi yenu, onilekelelayo ngaphandle konomusa? Ngempela abangakholwa (abekho kwenye indawo) ngaphandle kokuba senkohlisweni أَمَّنۡ هَٰذَا ٱلَّذِي يَرۡزُقُكُمۡ إِنۡ أَمۡسَكَ رِزۡقَهُۥۚ بَل لَّجُّواْ فِي عُتُوٍّ وَنُفُورٍ ٢١Ngakube ngubani lona onabelayo uma esigodla isabelo sakhe? Kepha baqhubeka nokuqhosha nokubalekela (iqiniso) أَفَمَن يَمۡشِي مُكِبًّا عَلَىٰ وَجۡهِهِۦٓ أَهۡدَىٰٓ أَمَّن يَمۡشِي سَوِيًّا عَلَىٰ صِرَٰطٍ مُّسۡتَقِيمٍ ٢٢Ngakube lowo ohamba ehuduleka ngobuso bakhe ungoholwe kangcono noma yilowo ohamba ngqo endleleni eqondile قُلۡ هُوَ ٱلَّذِيٓ أَنشَأَكُمۡ وَجَعَلَ لَكُمُ ٱلسَّمۡعَ وَٱلۡأَبۡصَٰرَ وَٱلۡأَفۡـِٔدَةَۚ قَلِيلًا مَّا تَشۡكُرُونَ ٢٣Ithi, “yena uyilowo owaniveza wanenzela ukuzwa (amadlebe) namehlo kanye nezinhliziyo kuncane lokho enikubongayo” قُلۡ هُوَ ٱلَّذِي ذَرَأَكُمۡ فِي ٱلۡأَرۡضِ وَإِلَيۡهِ تُحۡشَرُونَ ٢٤Ithi, yena uyilowo owanidala emhlabeni futhi ikuyena lapho niyoqoqelwa khona وَيَقُولُونَ مَتَىٰ هَٰذَا ٱلۡوَعۡدُ إِن كُنتُمۡ صَٰدِقِينَ ٢٥Futhi bathi, “siyofika nini lesisithembiso uma kungukuthi nina ningabaneqiniso” قُلۡ إِنَّمَا ٱلۡعِلۡمُ عِندَ ٱللَّهِ وَإِنَّمَآ أَنَا۠ نَذِيرٌ مُّبِينٌ ٢٦Ithi, “kuphela ulwazi lukuMvelinqangi nokuthi kuphela mina ngingumxwayisi ocacile” فَلَمَّا رَأَوۡهُ زُلۡفَةً سِيٓـَٔتۡ وُجُوهُ ٱلَّذِينَ كَفَرُواْ وَقِيلَ هَٰذَا ٱلَّذِي كُنتُم بِهِۦ تَدَّعُونَ ٢٧Kephaumasebesibona(isijezisoababexwayiswengaso) siseduze ubuso balabo abangakholwanga bube lusizi futhi kuyothiwa, “naku lokhu enanikumema (isijeziso enanixwayiswe ngaso)” قُلۡ أَرَءَيۡتُمۡ إِنۡ أَهۡلَكَنِيَ ٱللَّهُ وَمَن مَّعِيَ أَوۡ رَحِمَنَا فَمَن يُجِيرُ ٱلۡكَٰفِرِينَ مِنۡ عَذَابٍ أَلِيمٍ ٢٨Ithi, “ngakube nicabangile uma uMvelinqangi engibhubhisa kanye nalabo abakanye nami noma ebanomusa kuthina, ngakho-ke ngubani ozosindisa abangakholwa esijezisweni esibuhlungu قُلۡ هُوَ ٱلرَّحۡمَٰنُ ءَامَنَّا بِهِۦ وَعَلَيۡهِ تَوَكَّلۡنَاۖ فَسَتَعۡلَمُونَ مَنۡ هُوَ فِي ضَلَٰلٍ مُّبِينٍ ٢٩Ithi, “yena ungonomusa siyakholwa kuyena futhi sethembele kuyena ngakho-ke nizokwazi ukuthi ngubani osephutheni (osekudukeni) okusobala” قُلۡ أَرَءَيۡتُمۡ إِنۡ أَصۡبَحَ مَآؤُكُمۡ غَوۡرًا فَمَن يَأۡتِيكُم بِمَآءٍ مَّعِينِۭ ٣٠Ithi, “ngakube nicabangile uma amanzi enu ezika (emhlabeni) ngakube ngubani onganilethela amanzi agelezayo na?”

الترجمة: Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman.