ملة الإسلام

السورة 77 · 50 آية · Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman

سورة المرسلات باللغة الزولو

السورة بالعربية مع التفسير استمع إلى سورة المرسلات (1,226 قارئاً)
مكيةسورة المرسلات٥٠ آية

بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ

وَٱلۡمُرۡسَلَٰتِ عُرۡفًا ١Ngifunga ngokuthunyelwe ngokudedelana فَٱلۡعَٰصِفَٰتِ عَصۡفًا ٢Ngifunga nangemimoya evunguza ngodlame وَٱلنَّٰشِرَٰتِ نَشۡرًا ٣Ngifunga kanye nemimoya esakazayo فَٱلۡفَٰرِقَٰتِ فَرۡقًا ٤Ngifunga nangomoya osakazayo فَٱلۡمُلۡقِيَٰتِ ذِكۡرًا ٥Ngifunga nangemimoya ekhumbuzayo عُذۡرًا أَوۡ نُذۡرًا ٦Izaba noma ukuxwayisa إِنَّمَا تُوعَدُونَ لَوَٰقِعٌ ٧Ngempela lokho enethenjiswa kona kuzokwenzeka فَإِذَا ٱلنُّجُومُ طُمِسَتۡ ٨Khumbula lapho izinkanyezi zifiphaliswa (ukukhanya kwazo) وَإِذَا ٱلسَّمَآءُ فُرِجَتۡ ٩Futhi khumbula ngenkathi izulu lidatshulwa phakathi وَإِذَا ٱلۡجِبَالُ نُسِفَتۡ ١٠Futhi khumbula ngenkathi izintaba zisuswa وَإِذَا ٱلرُّسُلُ أُقِّتَتۡ ١١Khumbula nangenkathi izithunywa ziqoqwa ngesikhathi (esibekiwe) لِأَيِّ يَوۡمٍ أُجِّلَتۡ ١٢Kuhlehliselwe luphi usuku لِيَوۡمِ ٱلۡفَصۡلِ ١٣Usuku lokwahlulela وَمَآ أَدۡرَىٰكَ مَا يَوۡمُ ٱلۡفَصۡلِ ١٤Futhi yini ekwenza ukuthi wazi ukuthi luyini usuku lokwahlulela وَيۡلٌ يَوۡمَئِذٍ لِّلۡمُكَذِّبِينَ ١٥Usizi ngalolosuku kwabaphika (iqiniso) أَلَمۡ نُهۡلِكِ ٱلۡأَوَّلِينَ ١٦Asizange yini sibabhubhise abasendulo ثُمَّ نُتۡبِعُهُمُ ٱلۡأٓخِرِينَ ١٧Bese sibalandelanise ngabokugcina كَذَٰلِكَ نَفۡعَلُ بِٱلۡمُجۡرِمِينَ ١٨Senza kanjalo ngezigebengu (labo abanecala) وَيۡلٌ يَوۡمَئِذٍ لِّلۡمُكَذِّبِينَ ١٩Usizi ngalolosuku kwabaphikayo أَلَمۡ نَخۡلُقكُّم مِّن مَّآءٍ مَّهِينٍ ٢٠Asizange yini sinidale ngamanzi anyanyekayo فَجَعَلۡنَٰهُ فِي قَرَارٍ مَّكِينٍ ٢١Ngakho-ke sawabeka endaweni ephephile إِلَىٰ قَدَرٍ مَّعۡلُومٍ ٢٢Kuze kube yisikhathi esaziwayo فَقَدَرۡنَا فَنِعۡمَ ٱلۡقَٰدِرُونَ ٢٣Ngakho-ke sanquma futhi singabanqumi abahle kakhulu وَيۡلٌ يَوۡمَئِذٍ لِّلۡمُكَذِّبِينَ ٢٤Usizi ngalolosuku kwabaphikayo أَلَمۡ نَجۡعَلِ ٱلۡأَرۡضَ كِفَاتًا ٢٥Asizange yini siwenze umhlaba ukuthi ube wumbuthela (kuwo na) أَحۡيَآءً وَأَمۡوَٰتًا ٢٦Okuphilayo nokufileyo وَجَعَلۡنَا فِيهَا رَوَٰسِيَ شَٰمِخَٰتٍ وَأَسۡقَيۡنَٰكُم مَّآءً فُرَاتًا ٢٧Futhi sabeka kuwona izintaba eziphakeme futhi saniphuzisa amanzi amtoti وَيۡلٌ يَوۡمَئِذٍ لِّلۡمُكَذِّبِينَ ٢٨Usizi ngalolosuku kwabaphikayo ٱنطَلِقُوٓاْ إِلَىٰ مَا كُنتُم بِهِۦ تُكَذِّبُونَ ٢٩Hambani niye kulokho enanikuphika ٱنطَلِقُوٓاْ إِلَىٰ ظِلٍّ ذِي ثَلَٰثِ شُعَبٍ ٣٠Hambani niye ethunzini elinezigaba ezintathu لَّا ظَلِيلٍ وَلَا يُغۡنِي مِنَ ٱللَّهَبِ ٣١Alikho ithunzi (alisithi ithunzi) futhi alisizi ekubhekaneni nelangabi (lomlilo) إِنَّهَا تَرۡمِي بِشَرَرٍ كَٱلۡقَصۡرِ ٣٢Ngempela lona likhipha izinhlansi (ezinkulu) njengendlu enkulu eyinqaba كَأَنَّهُۥ جِمَٰلَتٌ صُفۡرٌ ٣٣Okusengathi ngamakameli aphuzi وَيۡلٌ يَوۡمَئِذٍ لِّلۡمُكَذِّبِينَ ٣٤Usizi ngalolosuku kwabaphikayo هَٰذَا يَوۡمُ لَا يَنطِقُونَ ٣٥Lolu wusuku abayobe bengakhulumi ngalo وَلَا يُؤۡذَنُ لَهُمۡ فَيَعۡتَذِرُونَ ٣٦Futhi angeke banikezwe imvume yokuthi benze izaba وَيۡلٌ يَوۡمَئِذٍ لِّلۡمُكَذِّبِينَ ٣٧Usizi ngalolosuku kwabaphikayo هَٰذَا يَوۡمُ ٱلۡفَصۡلِۖ جَمَعۡنَٰكُمۡ وَٱلۡأَوَّلِينَ ٣٨Lolu wusuku lokwahlulela, siniqoqile kanye nabasendulu فَإِن كَانَ لَكُمۡ كَيۡدٌ فَكِيدُونِ ٣٩Ngakho-ke uma ninecebo lenzeni ukubhekana nami وَيۡلٌ يَوۡمَئِذٍ لِّلۡمُكَذِّبِينَ ٤٠Usizi ngalolosuku kwabaphikayo إِنَّ ٱلۡمُتَّقِينَ فِي ظِلَٰلٍ وَعُيُونٍ ٤١Ngempela abesabayo (abalungileyo) basemithunzini nasemithonjeni وَفَوَٰكِهَ مِمَّا يَشۡتَهُونَ ٤٢Nasezithelweni kulezo abazifisayo كُلُواْ وَٱشۡرَبُواْ هَنِيٓـَٔۢا بِمَا كُنتُمۡ تَعۡمَلُونَ ٤٣Yidlani futhi niphuze (ngokuzanelisa) nangentokozo ngenxa yalokho enanikwenza إِنَّا كَذَٰلِكَ نَجۡزِي ٱلۡمُحۡسِنِينَ ٤٤Ngempela, kanjalo sibanika umvuzo abenzi bokuhle وَيۡلٌ يَوۡمَئِذٍ لِّلۡمُكَذِّبِينَ ٤٥Usizi ngalolosuku kwabaphikayo كُلُواْ وَتَمَتَّعُواْ قَلِيلًا إِنَّكُم مُّجۡرِمُونَ ٤٦Yidlani nizithokozise okwesikhashana ngempela nina niyizigebengu وَيۡلٌ يَوۡمَئِذٍ لِّلۡمُكَذِّبِينَ ٤٧Usizi ngalolosuku kwabaphikayo وَإِذَا قِيلَ لَهُمُ ٱرۡكَعُواْ لَا يَرۡكَعُونَ ٤٨Futhi uma kuthiwa kubona, “khothamani” abakhothami وَيۡلٌ يَوۡمَئِذٍ لِّلۡمُكَذِّبِينَ ٤٩Usizi ngalolosuku kwabaphikayo فَبِأَيِّ حَدِيثِۭ بَعۡدَهُۥ يُؤۡمِنُونَ ٥٠Ngakho-ke iyiphi inkulumo abayoyikholwa emva kwayo

الترجمة: Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman.