ملة الإسلام

السورة 95 · 8 آية · Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman

سورة التين باللغة الزولو

السورة بالعربية مع التفسير استمع إلى سورة التين (1,313 قارئاً)
مكيةسورة التين٨ آية

بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ

وَٱلتِّينِ وَٱلزَّيۡتُونِ ١Ngifunga ngekhiwane nangomhlwathi وَطُورِ سِينِينَ ٢Futhi ngifunga ngentaba iSinayi وَهَٰذَا ٱلۡبَلَدِ ٱلۡأَمِينِ ٣Futhi ngifunga ngalelidolobha eliphephile (Makkah) لَقَدۡ خَلَقۡنَا ٱلۡإِنسَٰنَ فِيٓ أَحۡسَنِ تَقۡوِيمٍ ٤Ngempela samdala umuntu ngokubunjwa (ngesimo) esihle kakhulu ثُمَّ رَدَدۡنَٰهُ أَسۡفَلَ سَٰفِلِينَ ٥(Emva kwalokho) sabe sesimehlisela kokuphansi kakhulu إِلَّا ٱلَّذِينَ ءَامَنُواْ وَعَمِلُواْ ٱلصَّٰلِحَٰتِ فَلَهُمۡ أَجۡرٌ غَيۡرُ مَمۡنُونٍ ٦Ngaphandle kwalabo abakholwayo futhi abenza izenzo ezilungileyo, manjalo okwabo ngumvuzo ongapheliyo فَمَا يُكَذِّبُكَ بَعۡدُ بِٱلدِّينِ ٧Ngokho-ke yini lena ekwenza uphike usuku lokwahlulela أَلَيۡسَ ٱللَّهُ بِأَحۡكَمِ ٱلۡحَٰكِمِينَ ٨Akusiyena yini uMvelinqangi umehluleli wabehluleli na

الترجمة: Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman.