ملة الإسلام

السورة 99 · 8 آية · Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman

سورة الزلزلة باللغة الزولو

السورة بالعربية مع التفسير استمع إلى سورة الزلزلة (1,320 قارئاً)
مدنيةسورة الزلزلة٨ آية

بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ

إِذَا زُلۡزِلَتِ ٱلۡأَرۡضُ زِلۡزَالَهَا ١Khumbula ngenkathi uma umhlaba uyozama-zama ngokunyakaza kwawo وَأَخۡرَجَتِ ٱلۡأَرۡضُ أَثۡقَالَهَا ٢Futhi khumbula ngenkathi umhlaba ukhipha imithwalo yawo وَقَالَ ٱلۡإِنسَٰنُ مَا لَهَا ٣Futhi khumbula umuntu uyothi, “kwenzekani ngawo” يَوۡمَئِذٍ تُحَدِّثُ أَخۡبَارَهَا ٤Ngalolosuku uyokhuluma izindaba zawo بِأَنَّ رَبَّكَ أَوۡحَىٰ لَهَا ٥Ngokuthi iNkosi yakho iyowushisekelisa يَوۡمَئِذٍ يَصۡدُرُ ٱلنَّاسُ أَشۡتَاتًا لِّيُرَوۡاْ أَعۡمَٰلَهُمۡ ٦Ngalolosuku abantu bayoza bengamaqembu ukuze bakhonjiswe izenzo zabo فَمَن يَعۡمَلۡ مِثۡقَالَ ذَرَّةٍ خَيۡرًا يَرَهُۥ ٧Ngakho-ke noma ngabe ngubani owenza okungangesisindo esincane sokuhle uyokubona وَمَن يَعۡمَلۡ مِثۡقَالَ ذَرَّةٍ شَرًّا يَرَهُۥ ٨Futhi noma ngabe ngubani owenza okungangesisindo esincane sokubi uyokubona

الترجمة: Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman.