بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
حمٓ ١Ha Meem وَٱلۡكِتَٰبِ ٱلۡمُبِينِ ٢Ngencwadi ecacile إِنَّا جَعَلۡنَٰهُ قُرۡءَٰنًا عَرَبِيًّا لَّعَلَّكُمۡ تَعۡقِلُونَ ٣Ngempela siyenze yaba iQur’an engesi-Arabhu ukuze niqonde وَإِنَّهُۥ فِيٓ أُمِّ ٱلۡكِتَٰبِ لَدَيۡنَا لَعَلِيٌّ حَكِيمٌ ٤Futhi ngempela yona ikumama wencwadi okuthina ophakeme onobuhlakani أَفَنَضۡرِبُ عَنكُمُ ٱلذِّكۡرَ صَفۡحًا أَن كُنتُمۡ قَوۡمًا مُّسۡرِفِينَ ٥Ngakube sizosusa isikhumbuzo kunina ngoba ningabantu abamoshayo وَكَمۡ أَرۡسَلۡنَا مِن نَّبِيٍّ فِي ٱلۡأَوَّلِينَ ٦Futhi bangaki abaphrofethi esabathumela emandulo وَمَا يَأۡتِيهِم مِّن نَّبِيٍّ إِلَّا كَانُواْ بِهِۦ يَسۡتَهۡزِءُونَ ٧Futhi kwakungakaze kufike kubona umphrofethi ngaphandle kokuthi babemenza inhlekisa فَأَهۡلَكۡنَآ أَشَدَّ مِنۡهُم بَطۡشًا وَمَضَىٰ مَثَلُ ٱلۡأَوَّلِينَ ٨Ngakho-ke sababhubhisa labo ababeqatha kunabo ngamandla futhi sesadlula isibonelo sabasendulo وَلَئِن سَأَلۡتَهُم مَّنۡ خَلَقَ ٱلسَّمَٰوَٰتِ وَٱلۡأَرۡضَ لَيَقُولُنَّ خَلَقَهُنَّ ٱلۡعَزِيزُ ٱلۡعَلِيمُ ٩Futhi uma ubabuza ukuthi ngubani owadala amazulu nomhlaba ngempela bangathi, “owawadala ophakeme ngamandla owaziyo” ٱلَّذِي جَعَلَ لَكُمُ ٱلۡأَرۡضَ مَهۡدًا وَجَعَلَ لَكُمۡ فِيهَا سُبُلًا لَّعَلَّكُمۡ تَهۡتَدُونَ ١٠Okunguyena owanenzela umhlaba waba yindawo yokuphumula futhi wanenzela kuwona izindlela ukuze niholeke وَٱلَّذِي نَزَّلَ مِنَ ٱلسَّمَآءِ مَآءَۢ بِقَدَرٍ فَأَنشَرۡنَا بِهِۦ بَلۡدَةً مَّيۡتًاۚ كَذَٰلِكَ تُخۡرَجُونَ ١١Futhi okunguyena owehlisela phansi amanzi avela esibhakabhakeni ngesilinganiso wayesevusa ngawo izwe elifile, niyovuswa kanjalo وَٱلَّذِي خَلَقَ ٱلۡأَزۡوَٰجَ كُلَّهَا وَجَعَلَ لَكُم مِّنَ ٱلۡفُلۡكِ وَٱلۡأَنۡعَٰمِ مَا تَرۡكَبُونَ ١٢Futhi okunguyena owadala zonke izinto ngambili futhi wanenzela imikhumbi kanye nezinkomo lezo enizigibelayo لِتَسۡتَوُۥاْ عَلَىٰ ظُهُورِهِۦ ثُمَّ تَذۡكُرُواْ نِعۡمَةَ رَبِّكُمۡ إِذَا ٱسۡتَوَيۡتُمۡ عَلَيۡهِ وَتَقُولُواْ سُبۡحَٰنَ ٱلَّذِي سَخَّرَ لَنَا هَٰذَا وَمَا كُنَّا لَهُۥ مُقۡرِنِينَ ١٣Ukuze nigibele emihlane yazo bese nikhumbula umusa weNkosi yenu uma senigibele phezulu kwazo bese nithi, “udumo malube kulowo osenzele lokhu futhi thina besingeke sibenako” وَإِنَّآ إِلَىٰ رَبِّنَا لَمُنقَلِبُونَ ١٤Futhi ngempela eNkosini yethu siyophindela وَجَعَلُواْ لَهُۥ مِنۡ عِبَادِهِۦ جُزۡءًاۚ إِنَّ ٱلۡإِنسَٰنَ لَكَفُورٌ مُّبِينٌ ١٥Futhi bambekela ingxenye ezincekwini zakhe, ngempela umuntu akabongi ngokucacile أَمِ ٱتَّخَذَ مِمَّا يَخۡلُقُ بَنَاتٍ وَأَصۡفَىٰكُم بِٱلۡبَنِينَ ١٦Noma ngakube wazithathela kulokho akudalayo amadodakazi wayesenikhethela amadodana na وَإِذَا بُشِّرَ أَحَدُهُم بِمَا ضَرَبَ لِلرَّحۡمَٰنِ مَثَلًا ظَلَّ وَجۡهُهُۥ مُسۡوَدًّا وَهُوَ كَظِيمٌ ١٧Futhi uma oyedwa wabo etshelwa ngezindaba zalokho akwenzile okuyisibonelo konomusa, ubuso bakhe bubamnyama futhi agcwale usizi أَوَمَن يُنَشَّؤُاْ فِي ٱلۡحِلۡيَةِ وَهُوَ فِي ٱلۡخِصَامِ غَيۡرُ مُبِينٍ ١٨Lowo okhuliswe ngemihlobiso kulapho yena esempikiswaneni engacacile وَجَعَلُواْ ٱلۡمَلَٰٓئِكَةَ ٱلَّذِينَ هُمۡ عِبَٰدُ ٱلرَّحۡمَٰنِ إِنَٰثًاۚ أَشَهِدُواْ خَلۡقَهُمۡۚ سَتُكۡتَبُ شَهَٰدَتُهُمۡ وَيُسۡـَٔلُونَ ١٩Futhi benza izingelosi isifazane lezo okuyizona eziyizinceku zonomusa, ngakube bakubona ukudalwa kwazo na وَقَالُواْ لَوۡ شَآءَ ٱلرَّحۡمَٰنُ مَا عَبَدۡنَٰهُمۗ مَّا لَهُم بِذَٰلِكَ مِنۡ عِلۡمٍۖ إِنۡ هُمۡ إِلَّا يَخۡرُصُونَ ٢٠Futhi bathi, “ukube wayethanda onomusa sasingeke sibakhonze”, abanalo ulwazi lwaloko (abenzi) lutho ngaphandle kokuqamba amanga أَمۡ ءَاتَيۡنَٰهُمۡ كِتَٰبًا مِّن قَبۡلِهِۦ فَهُم بِهِۦ مُسۡتَمۡسِكُونَ ٢١Noma sabanikeza incwadi ngaphambilini kwayo bona ababambelele kuyona بَلۡ قَالُوٓاْ إِنَّا وَجَدۡنَآ ءَابَآءَنَا عَلَىٰٓ أُمَّةٍ وَإِنَّا عَلَىٰٓ ءَاثَٰرِهِم مُّهۡتَدُونَ ٢٢Kepha bathi, “ngempela thina safumana obaba bethu besendleleni futhi ngempela thina siholeleka ezinyathelweni zabo” وَكَذَٰلِكَ مَآ أَرۡسَلۡنَا مِن قَبۡلِكَ فِي قَرۡيَةٍ مِّن نَّذِيرٍ إِلَّا قَالَ مُتۡرَفُوهَآ إِنَّا وَجَدۡنَآ ءَابَآءَنَا عَلَىٰٓ أُمَّةٍ وَإِنَّا عَلَىٰٓ ءَاثَٰرِهِم مُّقۡتَدُونَ ٢٣Futhi kanjalo asizange ngaphambilini kwakho sithumele edolobheni (ebantwini) umxwayisi ngaphandle kokuthi abanothile balo bathi, “ngempela thina safumana obaba bethu besendleleni futhi ngempela nathi silandela ezinyathelweni zabo” ۞ قَٰلَ أَوَلَوۡ جِئۡتُكُم بِأَهۡدَىٰ مِمَّا وَجَدتُّمۡ عَلَيۡهِ ءَابَآءَكُمۡۖ قَالُوٓاْ إِنَّا بِمَآ أُرۡسِلۡتُم بِهِۦ كَٰفِرُونَ ٢٤Wathi “yize noma nginilethele ukuholwa okungcono kunalokho enabafumana kukona obaba benu? Bathi, “ngempela thina asikholelwa kulokho othunywe nako” فَٱنتَقَمۡنَا مِنۡهُمۡۖ فَٱنظُرۡ كَيۡفَ كَانَ عَٰقِبَةُ ٱلۡمُكَذِّبِينَ ٢٥Ngakho-ke saziphindisela kubona, bheka ukuthi sasinjani isiphetho sabaphikayo وَإِذۡ قَالَ إِبۡرَٰهِيمُ لِأَبِيهِ وَقَوۡمِهِۦٓ إِنَّنِي بَرَآءٌ مِّمَّا تَعۡبُدُونَ ٢٦Futhi khumbula ngenkathi u-Abrahamu ethi kuyise nakubantu bakubo, “Angihlangene nalokho enikukhonzayo إِلَّا ٱلَّذِي فَطَرَنِي فَإِنَّهُۥ سَيَهۡدِينِ ٢٧Ngaphandle kwalowo owangidala futhi ngempela uzongihola وَجَعَلَهَا كَلِمَةَۢ بَاقِيَةً فِي عَقِبِهِۦ لَعَلَّهُمۡ يَرۡجِعُونَ ٢٨Futhi wakwenza kwaba yigama eliseleyo ezizukulwaneni ukuze ziphenduke بَلۡ مَتَّعۡتُ هَٰٓؤُلَآءِ وَءَابَآءَهُمۡ حَتَّىٰ جَآءَهُمُ ٱلۡحَقُّ وَرَسُولٌ مُّبِينٌ ٢٩Kepha, ngabanika injabulo laba kanye naboyise kwaze kwaba yilapho befikelwa yiqiniso kanye nesithunywa esicacile وَلَمَّا جَآءَهُمُ ٱلۡحَقُّ قَالُواْ هَٰذَا سِحۡرٌ وَإِنَّا بِهِۦ كَٰفِرُونَ ٣٠Futhi kwathi lapho sebefikelwa yiqiniso bathi, “leli yilumbo futhi ngempela thina asikholelwa kulona” وَقَالُواْ لَوۡلَا نُزِّلَ هَٰذَا ٱلۡقُرۡءَانُ عَلَىٰ رَجُلٍ مِّنَ ٱلۡقَرۡيَتَيۡنِ عَظِيمٍ ٣١Futhi bathi, “kungani ingembulwanga leQur’an emadodeni amakhulu amadolobha amakhulu أَهُمۡ يَقۡسِمُونَ رَحۡمَتَ رَبِّكَۚ نَحۡنُ قَسَمۡنَا بَيۡنَهُم مَّعِيشَتَهُمۡ فِي ٱلۡحَيَوٰةِ ٱلدُّنۡيَاۚ وَرَفَعۡنَا بَعۡضَهُمۡ فَوۡقَ بَعۡضٍ دَرَجَٰتٍ لِّيَتَّخِذَ بَعۡضُهُم بَعۡضًا سُخۡرِيًّاۗ وَرَحۡمَتُ رَبِّكَ خَيۡرٌ مِّمَّا يَجۡمَعُونَ ٣٢Ngakube bona bayawuhlukanisa umusa weNkosi yakho, yithina esehlukanisayo phakathi kwabo ekuphileni kwabo empilweni yakulomhlaba futhi sabaphakamisa abanye babo ngaphezulu kwabanye ngamazinga ukuze abanye babo basebenzele abanye futhi umusa weNkosi yakho ungcono kunalokho abakuqoqela ndawonye وَلَوۡلَآ أَن يَكُونَ ٱلنَّاسُ أُمَّةً وَٰحِدَةً لَّجَعَلۡنَا لِمَن يَكۡفُرُ بِٱلرَّحۡمَٰنِ لِبُيُوتِهِمۡ سُقُفًا مِّن فِضَّةٍ وَمَعَارِجَ عَلَيۡهَا يَظۡهَرُونَ ٣٣Futhi ukube abantu babengesisona isizwe esisodwa, ngempela sasizobenzela labo abangakholwa konomusa uphahla lwesiliva ezindlini zabo kanye nezitebhisi abanyuka ngazo وَلِبُيُوتِهِمۡ أَبۡوَٰبًا وَسُرُرًا عَلَيۡهَا يَتَّكِـُٔونَ ٣٤Futhi okwezindlu zabo yiminyango kanye nemibhede abaphumula phezulu kwayo وَزُخۡرُفًاۚ وَإِن كُلُّ ذَٰلِكَ لَمَّا مَتَٰعُ ٱلۡحَيَوٰةِ ٱلدُّنۡيَاۚ وَٱلۡأٓخِرَةُ عِندَ رَبِّكَ لِلۡمُتَّقِينَ ٣٥Nomhlobiso wegolide, futhi konke lokho kuyinjabulo yempilo yalomhlaba futhi impilo ezayo eNkosini yakho ngeyabagwema okubi وَمَن يَعۡشُ عَن ذِكۡرِ ٱلرَّحۡمَٰنِ نُقَيِّضۡ لَهُۥ شَيۡطَٰنًا فَهُوَ لَهُۥ قَرِينٌ ٣٦Futhi noma ngabe ngubani ofulathela isikhumbuzo sonomusa simvulela usathane ukuthi abe ngumngane wakhe وَإِنَّهُمۡ لَيَصُدُّونَهُمۡ عَنِ ٱلسَّبِيلِ وَيَحۡسَبُونَ أَنَّهُم مُّهۡتَدُونَ ٣٧Futhi ngempela bona (osathane) bayabavimbela endleleni futhi bacabanga ukuthi bona bangabaholiwe حَتَّىٰٓ إِذَا جَآءَنَا قَالَ يَٰلَيۡتَ بَيۡنِي وَبَيۡنَكَ بُعۡدَ ٱلۡمَشۡرِقَيۡنِ فَبِئۡسَ ٱلۡقَرِينُ ٣٨Kuze kube yilapho efika kuthina athi, “ukube nje phakathi kwami nawe bekunebanga lezimpumalanga ezimbili, ububi umngane omubi وَلَن يَنفَعَكُمُ ٱلۡيَوۡمَ إِذ ظَّلَمۡتُمۡ أَنَّكُمۡ فِي ٱلۡعَذَابِ مُشۡتَرِكُونَ ٣٩Futhi angeke kunisize namhlanje njengoba nenza okungenabo ubulungiswa ukuthi nina niyahlukaniselana esijezisweni أَفَأَنتَ تُسۡمِعُ ٱلصُّمَّ أَوۡ تَهۡدِي ٱلۡعُمۡيَ وَمَن كَانَ فِي ضَلَٰلٍ مُّبِينٍ ٤٠Ngakube wena ungazenza yini izithuli ukuthi zizwe noma uhole izimpumputhe kanye noma ngabe ngubani osekudukeni okucacile فَإِمَّا نَذۡهَبَنَّ بِكَ فَإِنَّا مِنۡهُم مُّنتَقِمُونَ ٤١Noma ngabe siyakuthatha, ngempela thina siyoziphindisela kubona أَوۡ نُرِيَنَّكَ ٱلَّذِي وَعَدۡنَٰهُمۡ فَإِنَّا عَلَيۡهِم مُّقۡتَدِرُونَ ٤٢Noma sikukhombise lokho esabakhombisa kona, ngakho-ke ngempela sinamandla phezulu kwabo فَٱسۡتَمۡسِكۡ بِٱلَّذِيٓ أُوحِيَ إِلَيۡكَۖ إِنَّكَ عَلَىٰ صِرَٰطٍ مُّسۡتَقِيمٍ ٤٣Ngakho-ke bambelela kulokho okwambuliwe kuwena, ngempela wena usendleleni eqondile وَإِنَّهُۥ لَذِكۡرٌ لَّكَ وَلِقَوۡمِكَۖ وَسَوۡفَ تُسۡـَٔلُونَ ٤٤Futhi ngempela yona iyisikhumbuzo kuwena nakubantu bakho futhi niyobuzwa وَسۡـَٔلۡ مَنۡ أَرۡسَلۡنَا مِن قَبۡلِكَ مِن رُّسُلِنَآ أَجَعَلۡنَا مِن دُونِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ءَالِهَةً يُعۡبَدُونَ ٤٥Futhi buza noma ngabe ngobani esabathumela ngaphambilini kwakho abayizithunywa zethu, ngakube ngaphandle konomusa sibenzele yini izithixo ukuba bazikhonze وَلَقَدۡ أَرۡسَلۡنَا مُوسَىٰ بِـَٔايَٰتِنَآ إِلَىٰ فِرۡعَوۡنَ وَمَلَإِيْهِۦ فَقَالَ إِنِّي رَسُولُ رَبِّ ٱلۡعَٰلَمِينَ ٤٦Futhi ngempela samuthumela uMose namavesi ethu kuFaro kanye nakubabusi bakhe, ngakho-ke wathi, “ngempela mina ngiyisithunywa seNkosi yemihlaba” فَلَمَّا جَآءَهُم بِـَٔايَٰتِنَآ إِذَا هُم مِّنۡهَا يَضۡحَكُونَ ٤٧Kepha kwathi lapho esefika kubona nezimpawu zethu kwaba yilapho bezihleka وَمَا نُرِيهِم مِّنۡ ءَايَةٍ إِلَّا هِيَ أَكۡبَرُ مِنۡ أُخۡتِهَاۖ وَأَخَذۡنَٰهُم بِٱلۡعَذَابِ لَعَلَّهُمۡ يَرۡجِعُونَ ٤٨Futhi asizange sibakhombise uphawu ngaphandle kokuba lubelukhulu kunolukanye nalo, futhi sabathatha ngesijeziso ukuze mhlawumbe babuye وَقَالُواْ يَٰٓأَيُّهَ ٱلسَّاحِرُ ٱدۡعُ لَنَا رَبَّكَ بِمَا عَهِدَ عِندَكَ إِنَّنَا لَمُهۡتَدُونَ ٤٩Futhi bathi, “Oh mlumbi! Sibizele iNkosi yakho ngalokho eyenza isethembiso ngako nawe, ngempela thina sizokuba ngabaholiwe” فَلَمَّا كَشَفۡنَا عَنۡهُمُ ٱلۡعَذَابَ إِذَا هُمۡ يَنكُثُونَ ٥٠Ngakho-ke kwathi lapho sesisisusile kubona isijeziso kwaba yilapho bona besephula (isethembiso) وَنَادَىٰ فِرۡعَوۡنُ فِي قَوۡمِهِۦ قَالَ يَٰقَوۡمِ أَلَيۡسَ لِي مُلۡكُ مِصۡرَ وَهَٰذِهِ ٱلۡأَنۡهَٰرُ تَجۡرِي مِن تَحۡتِيٓۚ أَفَلَا تُبۡصِرُونَ ٥١Futhi uFaro wamemeza phakathi kwabantu bakhe wathi “O Bantu bami! Abusibona yini na obami ubukhosi base- Gibhithe? Kanye nalemifula egeleza ngaphansi kwami, ngakube aniboni yini أَمۡ أَنَا۠ خَيۡرٌ مِّنۡ هَٰذَا ٱلَّذِي هُوَ مَهِينٌ وَلَا يَكَادُ يُبِينُ ٥٢Ngakube angingcono yini kunalowo odelelekile (uMose) futhi akakwazi ukukhuluma ngokucacile فَلَوۡلَآ أُلۡقِيَ عَلَيۡهِ أَسۡوِرَةٌ مِّن ذَهَبٍ أَوۡ جَآءَ مَعَهُ ٱلۡمَلَٰٓئِكَةُ مُقۡتَرِنِينَ ٥٣Ngakho-ke kungani engabekwanga phezulu kwakhe amasongo egolide noma izingelosi zize kanye naye فَٱسۡتَخَفَّ قَوۡمَهُۥ فَأَطَاعُوهُۚ إِنَّهُمۡ كَانُواْ قَوۡمًا فَٰسِقِينَ ٥٤Ngakho-ke uFaro wabakhohlisa abantu bakhe base beyamhlonipha, ngempela bona babengabantu abephula umthetho فَلَمَّآ ءَاسَفُونَا ٱنتَقَمۡنَا مِنۡهُمۡ فَأَغۡرَقۡنَٰهُمۡ أَجۡمَعِينَ ٥٥Ngakho-ke kwathi lapho besithukuthelisa saziphindisela kubona sabaminzisa bonke فَجَعَلۡنَٰهُمۡ سَلَفًا وَمَثَلًا لِّلۡأٓخِرِينَ ٥٦Futhi sabenza asebedlulile kanye nesibonelo kwabeza ngemumva ۞ وَلَمَّا ضُرِبَ ٱبۡنُ مَرۡيَمَ مَثَلًا إِذَا قَوۡمُكَ مِنۡهُ يَصِدُّونَ ٥٧FuthikwathilaphoindodanakaMariyayenziwanjengesibonelo kwaba yilapho abantu bakho bebanga umsindo ngayo (ngayo) وَقَالُوٓاْ ءَأَٰلِهَتُنَا خَيۡرٌ أَمۡ هُوَۚ مَا ضَرَبُوهُ لَكَ إِلَّا جَدَلَۢاۚ بَلۡ هُمۡ قَوۡمٌ خَصِمُونَ ٥٨Futhi bathi, “ngakube onkulunkulu bethu abangcono noma uyena” abakwenzi lokho njengesibonelo ngaphandle kwempikiswano, kepha bona bangabantu abathanda ukuxabana إِنۡ هُوَ إِلَّا عَبۡدٌ أَنۡعَمۡنَا عَلَيۡهِ وَجَعَلۡنَٰهُ مَثَلًا لِّبَنِيٓ إِسۡرَٰٓءِيلَ ٥٩Akayilutho ngaphandle kokuba yinceku esabeka umusa phezulu kwayo futhi samenza wabayisibonelo ebantwini bakwa-Israyeli وَلَوۡ نَشَآءُ لَجَعَلۡنَا مِنكُم مَّلَٰٓئِكَةً فِي ٱلۡأَرۡضِ يَخۡلُفُونَ ٦٠Futhi ukube sasithanda sasizokwenza izingelosi phakathi kwenu emhlabeni zibe ngezilandelayo وَإِنَّهُۥ لَعِلۡمٌ لِّلسَّاعَةِ فَلَا تَمۡتَرُنَّ بِهَا وَٱتَّبِعُونِۚ هَٰذَا صِرَٰطٌ مُّسۡتَقِيمٌ ٦١Futhi ngempela yena uwuphawu lwehora ngakho-ke ungangabazi ngalo futhi landelani mina, lena yindlela eqondile وَلَا يَصُدَّنَّكُمُ ٱلشَّيۡطَٰنُۖ إِنَّهُۥ لَكُمۡ عَدُوٌّ مُّبِينٌ ٦٢Futhi usathane anganivimbeli, ngempela yena uyisitha senu esigqamile وَلَمَّا جَآءَ عِيسَىٰ بِٱلۡبَيِّنَٰتِ قَالَ قَدۡ جِئۡتُكُم بِٱلۡحِكۡمَةِ وَلِأُبَيِّنَ لَكُم بَعۡضَ ٱلَّذِي تَخۡتَلِفُونَ فِيهِۖ فَٱتَّقُواْ ٱللَّهَ وَأَطِيعُونِ ٦٣Futhi khumbula ngenkathi uJesu efika namavesi acacile wathi, “ngize kunina nobuhlakani nokuthi nginicacisele okunye kwalokho eniphikisana kukona ngakho-ke yesabani uMvelinqangi futhi ningihloniphe إِنَّ ٱللَّهَ هُوَ رَبِّي وَرَبُّكُمۡ فَٱعۡبُدُوهُۚ هَٰذَا صِرَٰطٌ مُّسۡتَقِيمٌ ٦٤Ngempela uMvelinqangi yena uyiNkosi yami neNkosi yenu ngakho-ke mkhonzeni, lena yindlela eqondile فَٱخۡتَلَفَ ٱلۡأَحۡزَابُ مِنۢ بَيۡنِهِمۡۖ فَوَيۡلٌ لِّلَّذِينَ ظَلَمُواْ مِنۡ عَذَابِ يَوۡمٍ أَلِيمٍ ٦٥Kepha amaqembu phakathi kwabo ayephikisana, Oh usizi! Kulabo ababenza okungenabo ubulungiswa, esijezisweni sosuku lokugcina هَلۡ يَنظُرُونَ إِلَّا ٱلسَّاعَةَ أَن تَأۡتِيَهُم بَغۡتَةً وَهُمۡ لَا يَشۡعُرُونَ ٦٦Ngakube balindele ngaphandle kwehora ukuthi lifike kubona masinyane kulapho bona bengaboni ٱلۡأَخِلَّآءُ يَوۡمَئِذِۭ بَعۡضُهُمۡ لِبَعۡضٍ عَدُوٌّ إِلَّا ٱلۡمُتَّقِينَ ٦٧Abangane ngalolosuku abanye babo bayokuba yizitha zabanye ngaphandle kwabagwema ukubi يَٰعِبَادِ لَا خَوۡفٌ عَلَيۡكُمُ ٱلۡيَوۡمَ وَلَآ أَنتُمۡ تَحۡزَنُونَ ٦٨Oh zinceku zami! Alukho uvalo kunina namhlanje futhi nina angeke nibe wusizi ٱلَّذِينَ ءَامَنُواْ بِـَٔايَٰتِنَا وَكَانُواْ مُسۡلِمِينَ ٦٩Labo abakholwayo emavesini ethu futhi abazithoba ngaphansi kwentando kaMvelinqangi ٱدۡخُلُواْ ٱلۡجَنَّةَ أَنتُمۡ وَأَزۡوَٰجُكُمۡ تُحۡبَرُونَ ٧٠Ngenani esivandeni nina namakhosikazi enu nithokoze يُطَافُ عَلَيۡهِم بِصِحَافٍ مِّن ذَهَبٍ وَأَكۡوَابٍۖ وَفِيهَا مَا تَشۡتَهِيهِ ٱلۡأَنفُسُ وَتَلَذُّ ٱلۡأَعۡيُنُۖ وَأَنتُمۡ فِيهَا خَٰلِدُونَ ٧١Kuzungeleziswe kubona izingqoko (amathileyi) egolide nezinkomishi futhi phakathi kuzona kunalokho okufiswa yimiphefumulo nokuthokozisa amehlo futhi nina lapho phakathi niyohlala ingunaphakade وَتِلۡكَ ٱلۡجَنَّةُ ٱلَّتِيٓ أُورِثۡتُمُوهَا بِمَا كُنتُمۡ تَعۡمَلُونَ ٧٢Lesi yisivande enenziwe ukuthi nisidle njengefa ngenxa yalokho enanikwenza لَكُمۡ فِيهَا فَٰكِهَةٌ كَثِيرَةٌ مِّنۡهَا تَأۡكُلُونَ ٧٣Okwethu lapho phakathi yizithelo eziningi enidla kuzona إِنَّ ٱلۡمُجۡرِمِينَ فِي عَذَابِ جَهَنَّمَ خَٰلِدُونَ ٧٤Ngempela izoni zisesijezisweni sesihogo ingunaphakade لَا يُفَتَّرُ عَنۡهُمۡ وَهُمۡ فِيهِ مُبۡلِسُونَ ٧٥Angeke bancishiselwe sona (isijeziso) futhi bona lapho phakathi bayophelelwa yithemba وَمَا ظَلَمۡنَٰهُمۡ وَلَٰكِن كَانُواْ هُمُ ٱلظَّٰلِمِينَ ٧٦Futhi asizange senze okungenabo ubulungiswa kubona kepha, bona babengabenzi bokungenabo ubulungiswa وَنَادَوۡاْ يَٰمَٰلِكُ لِيَقۡضِ عَلَيۡنَا رَبُّكَۖ قَالَ إِنَّكُم مَّٰكِثُونَ ٧٧Futhi bayokhala, “Oh malik! yenza ukuthi iNkosi yakho isiqedele (isibulale) lokhu uyothi (umalik) ngempela nina nizohlala (lapha) لَقَدۡ جِئۡنَٰكُم بِٱلۡحَقِّ وَلَٰكِنَّ أَكۡثَرَكُمۡ لِلۡحَقِّ كَٰرِهُونَ ٧٨Ngempela sinifikele neqiniso kepha iningi lenu liyalizonda iqiniso أَمۡ أَبۡرَمُوٓاْ أَمۡرًا فَإِنَّا مُبۡرِمُونَ ٧٩Noma ngakube balenzile yini icebo odabeni? Kepha yithina abenzi bamacebo أَمۡ يَحۡسَبُونَ أَنَّا لَا نَسۡمَعُ سِرَّهُمۡ وَنَجۡوَىٰهُمۚ بَلَىٰ وَرُسُلُنَا لَدَيۡهِمۡ يَكۡتُبُونَ ٨٠Noma bacabanga ukuthi asizizwa yini izimfihlo zabo nezingxoxo zabo zangasese, yebo! Futhi izithunywa zethu zikanye nabo ziyabhala قُلۡ إِن كَانَ لِلرَّحۡمَٰنِ وَلَدٌ فَأَنَا۠ أَوَّلُ ٱلۡعَٰبِدِينَ ٨١Ithi uma kungukuthi onomusa unendodana ngakho-ke ngingowokuqala wezikhonzi سُبۡحَٰنَ رَبِّ ٱلسَّمَٰوَٰتِ وَٱلۡأَرۡضِ رَبِّ ٱلۡعَرۡشِ عَمَّا يَصِفُونَ ٨٢Mayidunyiswe iNkosi yamazulu nomhlaba iNkosi yesihlalo sobukhosi, ngaphezulu kwalokho abakuchazayo فَذَرۡهُمۡ يَخُوضُواْ وَيَلۡعَبُواْ حَتَّىٰ يُلَٰقُواْ يَوۡمَهُمُ ٱلَّذِي يُوعَدُونَ ٨٣Ngakho-ke bayeke bakhulume futhi badlale kuze kube bayahlangana ngosuku lwabo lolo abathenjiswa lona وَهُوَ ٱلَّذِي فِي ٱلسَّمَآءِ إِلَٰهٌ وَفِي ٱلۡأَرۡضِ إِلَٰهٌۚ وَهُوَ ٱلۡحَكِيمُ ٱلۡعَلِيمُ ٨٤Futhi yena uyilowo Mvelinqangi emazulwini futhi onguMvelinqangi emhlabeni futhi yena unobuhlakani uyisazi وَتَبَارَكَ ٱلَّذِي لَهُۥ مُلۡكُ ٱلسَّمَٰوَٰتِ وَٱلۡأَرۡضِ وَمَا بَيۡنَهُمَا وَعِندَهُۥ عِلۡمُ ٱلسَّاعَةِ وَإِلَيۡهِ تُرۡجَعُونَ ٨٥Futhi ugcwele izibusiso lowo okungowakhe umbuso wamazulu nomhlaba nakho konke okuphakathi kwako kokubili futhi lukuyena ulwazi lwehora futhi niyobuyiselwa kuyena وَلَا يَمۡلِكُ ٱلَّذِينَ يَدۡعُونَ مِن دُونِهِ ٱلشَّفَٰعَةَ إِلَّا مَن شَهِدَ بِٱلۡحَقِّ وَهُمۡ يَعۡلَمُونَ ٨٦Futhi labo abababizayo esikhundleni sakhe abanako ukuncengela ngaphandle kwalabo abafakazela iqiniso futhi bona bazi وَلَئِن سَأَلۡتَهُم مَّنۡ خَلَقَهُمۡ لَيَقُولُنَّ ٱللَّهُۖ فَأَنَّىٰ يُؤۡفَكُونَ ٨٧Futhi uma ubabuza ukuthi ngubani owabadala, ngempela bazothi “nguMvelinqangi” baphendukiselwa kanjani emumva وَقِيلِهِۦ يَٰرَبِّ إِنَّ هَٰٓؤُلَآءِ قَوۡمٌ لَّا يُؤۡمِنُونَ ٨٨Futhi ukusho kwakhe, Oh Nkosi yami! Ngempela laba ngabantu abangakholwa فَٱصۡفَحۡ عَنۡهُمۡ وَقُلۡ سَلَٰمٌۚ فَسَوۡفَ يَعۡلَمُونَ ٨٩Ngakho suka kubo futhi uthi, "Ukuthula." Kepha bazokwazi