بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
سَبِّحِ ٱسۡمَ رَبِّكَ ٱلۡأَعۡلَى ١Dumisa igama leNkosi yakho ephakeme kakhulu ٱلَّذِي خَلَقَ فَسَوَّىٰ ٢Okuyiyona eyadala yalinganisa (konke ngesimo sako) وَٱلَّذِي قَدَّرَ فَهَدَىٰ ٣Futhi okuyiyona ekalayo futhi eholayo وَٱلَّذِيٓ أَخۡرَجَ ٱلۡمَرۡعَىٰ ٤Futhi okuyiyona eyaveza okuluhlaza (utshani nezihlahla) فَجَعَلَهُۥ غُثَآءً أَحۡوَىٰ ٥Yabe seyikwenza kwaba yizinhlanga ezinsundu سَنُقۡرِئُكَ فَلَا تَنسَىٰٓ ٦Sizokwenza ukuthi ufunde angeke ukhohlwe إِلَّا مَا شَآءَ ٱللَّهُۚ إِنَّهُۥ يَعۡلَمُ ٱلۡجَهۡرَ وَمَا يَخۡفَىٰ ٧Ngaphandle kwalokho okufiswa nguMvelinqangi, ngempela yena uyakwazi okusobala kanye nalokho okufihlekile وَنُيَسِّرُكَ لِلۡيُسۡرَىٰ ٨Futhi sikwenzela kubelula okulula فَذَكِّرۡ إِن نَّفَعَتِ ٱلذِّكۡرَىٰ ٩Ngakho-ke khumbuza uma kungukuthi siyakusiza isikhumbuzo سَيَذَّكَّرُ مَن يَخۡشَىٰ ١٠Uyokhumbula lowo owesaba (uMvelinqangi) وَيَتَجَنَّبُهَا ٱلۡأَشۡقَى ١١Futhi uyokugwema (ukukhunjuzwa) lowo muntu omubi kakhulu ٱلَّذِي يَصۡلَى ٱلنَّارَ ٱلۡكُبۡرَىٰ ١٢Lowo uzokusha emlilweni omkhulu ثُمَّ لَا يَمُوتُ فِيهَا وَلَا يَحۡيَىٰ ١٣Bese engafi lapho phakathi kuwona futhi angaphili قَدۡ أَفۡلَحَ مَن تَزَكَّىٰ ١٤Ngempela uphumelele lowo ozihlanzayo وَذَكَرَ ٱسۡمَ رَبِّهِۦ فَصَلَّىٰ ١٥Futhi akhumbule igama leNkosi yakhe athandaze بَلۡ تُؤۡثِرُونَ ٱلۡحَيَوٰةَ ٱلدُّنۡيَا ١٦Kepha nikhetha impilo yalomhlaba وَٱلۡأٓخِرَةُ خَيۡرٌ وَأَبۡقَىٰٓ ١٧Futhi impilo ezayo ingcono futhi ingehlalayo engapheliyo إِنَّ هَٰذَا لَفِي ٱلصُّحُفِ ٱلۡأُولَىٰ ١٨Ngempela lokhu kusemibhalweni yokuqala صُحُفِ إِبۡرَٰهِيمَ وَمُوسَىٰ ١٩Imibhalo ka-Abrahamu noMose