Millat al-Islam

Chapter 17 · 111 verses · Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman

Surah Al-Israa in Zulu

Arabic with tafsir Listen to Surah Al-Israa (1338 reciters)
Meccanسورة الإسراء111 verses

بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ

سُبۡحَٰنَ ٱلَّذِيٓ أَسۡرَىٰ بِعَبۡدِهِۦ لَيۡلًا مِّنَ ٱلۡمَسۡجِدِ ٱلۡحَرَامِ إِلَى ٱلۡمَسۡجِدِ ٱلۡأَقۡصَا ٱلَّذِي بَٰرَكۡنَا حَوۡلَهُۥ لِنُرِيَهُۥ مِنۡ ءَايَٰتِنَآۚ إِنَّهُۥ هُوَ ٱلسَّمِيعُ ٱلۡبَصِيرُ ١Udumo malube kulowo owathatha inceku yakhe (enguMuhammad) ngobusuku (eyisusa eMasjid Al-Haraam (Makkah), eyiyisa eMasjid Al’Aqsa) ekuyiyona esakubusisa okuseduze kwayo ukuze siyikhombise (inceku yakhe) izimpawu zethu ngempela yena (uMvelinqangi) ungozwayo obonayo وَءَاتَيۡنَا مُوسَى ٱلۡكِتَٰبَ وَجَعَلۡنَٰهُ هُدًى لِّبَنِيٓ إِسۡرَٰٓءِيلَ أَلَّا تَتَّخِذُواْ مِن دُونِي وَكِيلًا ٢Futhi samnikeza uMose incwadi futhi sayenza yaba ngumholi ebantwaneni bakwa-Israyeli ukuthi ningathathi omunye umlondolozi ngaphandle kwami (Mvelinqangi) ذُرِّيَّةَ مَنۡ حَمَلۡنَا مَعَ نُوحٍۚ إِنَّهُۥ كَانَ عَبۡدًا شَكُورًا ٣Inzalo yalabo esabathwala (esabafaka emkhunjini) kanye noNowa ngempela yena wayeyinceku ebongayo وَقَضَيۡنَآ إِلَىٰ بَنِيٓ إِسۡرَٰٓءِيلَ فِي ٱلۡكِتَٰبِ لَتُفۡسِدُنَّ فِي ٱلۡأَرۡضِ مَرَّتَيۡنِ وَلَتَعۡلُنَّ عُلُوًّا كَبِيرًا ٤Futhi samemezela kubantwana bakwa-Israyeli encwadini ukuthi ngempela nizokwenza ukona emhlabeni amahlandla amabili futhi ngempela nizoba nobudlova nokuzigabisa okukhulu فَإِذَا جَآءَ وَعۡدُ أُولَىٰهُمَا بَعَثۡنَا عَلَيۡكُمۡ عِبَادًا لَّنَآ أُوْلِي بَأۡسٍ شَدِيدٍ فَجَاسُواْ خِلَٰلَ ٱلدِّيَارِۚ وَكَانَ وَعۡدًا مَّفۡعُولًا ٥Ngakho-ke kwathi lapho sekufika isithembiso sokuqala ezithembisweni ezimbili, sathumela kunina izinceku zethu ezinempi esabekayo ngakho-ke zangena ngaphakathi ezindlini kwase kugcwaliseka isethembiso ثُمَّ رَدَدۡنَا لَكُمُ ٱلۡكَرَّةَ عَلَيۡهِمۡ وَأَمۡدَدۡنَٰكُم بِأَمۡوَٰلٍ وَبَنِينَ وَجَعَلۡنَٰكُمۡ أَكۡثَرَ نَفِيرًا ٦Sabe sesinibuyisela ukunqoba phezu kwabo futhi sanilekelela ngengcebo nangezingane futhi sanenza naba ngabantu abaningi kakhulu إِنۡ أَحۡسَنتُمۡ أَحۡسَنتُمۡ لِأَنفُسِكُمۡۖ وَإِنۡ أَسَأۡتُمۡ فَلَهَاۚ فَإِذَا جَآءَ وَعۡدُ ٱلۡأٓخِرَةِ لِيَسُـُٔواْ وُجُوهَكُمۡ وَلِيَدۡخُلُواْ ٱلۡمَسۡجِدَ كَمَا دَخَلُوهُ أَوَّلَ مَرَّةٍ وَلِيُتَبِّرُواْ مَا عَلَوۡاْ تَتۡبِيرًا ٧Uma nenze okuhle nikwenzele imiphefumulo yenu okuhle futhi uma nenze okubi kuqondene nawo ngakho-ke kwathi lapho sekufika isithembiso sesibili (sathumela izitha zenu) ukuze zihlaze ubuso nokuthi ukuze zingene eMasjid njengoba zangena kuyona okokuqala futhi ukuze babhubhise lokho abakunqobayo ngembubhiso (enkulu) عَسَىٰ رَبُّكُمۡ أَن يَرۡحَمَكُمۡۚ وَإِنۡ عُدتُّمۡ عُدۡنَاۚ وَجَعَلۡنَا جَهَنَّمَ لِلۡكَٰفِرِينَ حَصِيرًا ٨Kunokwenzeka ukuthi iNkosi yenu ibe nomusa kunina kepha uma niphindela emumva (ezonweni) sizophindela emumva (ekujeziseni) futhi sasenza isihogo ukuthi sibe ijele labangakholwa إِنَّ هَٰذَا ٱلۡقُرۡءَانَ يَهۡدِي لِلَّتِي هِيَ أَقۡوَمُ وَيُبَشِّرُ ٱلۡمُؤۡمِنِينَ ٱلَّذِينَ يَعۡمَلُونَ ٱلصَّٰلِحَٰتِ أَنَّ لَهُمۡ أَجۡرًا كَبِيرًا ٩Ngempela leQur’an iholela kulokho, okufaneleke ngokwedlulele futhi ingumlethi wezindaba ezimnandi kwabakholwayo labo abenza izenzo ezilungileyo ukuthi okwabo ngumvuzo omkhulu وَأَنَّ ٱلَّذِينَ لَا يُؤۡمِنُونَ بِٱلۡأٓخِرَةِ أَعۡتَدۡنَا لَهُمۡ عَذَابًا أَلِيمًا ١٠Nokuthi labo abangakholelwa empilweni ezayo sabalungiselela isijeziso esibuhlungu وَيَدۡعُ ٱلۡإِنسَٰنُ بِٱلشَّرِّ دُعَآءَهُۥ بِٱلۡخَيۡرِۖ وَكَانَ ٱلۡإِنسَٰنُ عَجُولًا ١١Futhi umuntu uthandazela okubi (uma ephatheke kabi) njengoba ethandazela okuhle futhi umuntu ngasosonke isikhathi ujahile وَجَعَلۡنَا ٱلَّيۡلَ وَٱلنَّهَارَ ءَايَتَيۡنِۖ فَمَحَوۡنَآ ءَايَةَ ٱلَّيۡلِ وَجَعَلۡنَآ ءَايَةَ ٱلنَّهَارِ مُبۡصِرَةً لِّتَبۡتَغُواْ فَضۡلًا مِّن رَّبِّكُمۡ وَلِتَعۡلَمُواْ عَدَدَ ٱلسِّنِينَ وَٱلۡحِسَابَۚ وَكُلَّ شَيۡءٍ فَصَّلۡنَٰهُ تَفۡصِيلًا ١٢Futhi senza ubusuku nemini kwaba izimpawu ezimbili ngakho-ke siyalususa uphawu lobusuku bese sibeka uphawu kwemini lubonakale ukuze nifune umusa ovela eNkosini yenu nokuthi nisazi isibalo seminyaka nokubala (isikhathi) futhi zonke izinto sizichaze ngobunjalo bazo وَكُلَّ إِنسَٰنٍ أَلۡزَمۡنَٰهُ طَٰٓئِرَهُۥ فِي عُنُقِهِۦۖ وَنُخۡرِجُ لَهُۥ يَوۡمَ ٱلۡقِيَٰمَةِ كِتَٰبًا يَلۡقَىٰهُ مَنشُورًا ١٣Futhi kuwona wonke umuntu salengisa izenzo zakhe emqaleni wakhe futhi siyomvezela zona, ngosuku lokuvuka kwabafileyo siyomkhombisa incwadi ayoyifumanisa ivulekile ٱقۡرَأۡ كِتَٰبَكَ كَفَىٰ بِنَفۡسِكَ ٱلۡيَوۡمَ عَلَيۡكَ حَسِيبًا ١٤(Kuyothiwa kuyena), “funda incwadi yakho umphefumulo wakho wanele kulolusuku ukuba ukwahlulele” مَّنِ ٱهۡتَدَىٰ فَإِنَّمَا يَهۡتَدِي لِنَفۡسِهِۦۖ وَمَن ضَلَّ فَإِنَّمَا يَضِلُّ عَلَيۡهَاۚ وَلَا تَزِرُ وَازِرَةٌ وِزۡرَ أُخۡرَىٰۗ وَمَا كُنَّا مُعَذِّبِينَ حَتَّىٰ نَبۡعَثَ رَسُولًا ١٥Nomangabeubanioholekilengakho-kekuphelaumphefumulo wakhe omholile futhi noma ngabe ubani odukile ngakho-ke kuphela udukele wona, futhi angeke umthwali ayothwala umthwali womunye futhi asiyibona abajezisi kuze kube sithumela isithunywa (kubantu njengomxwayisi) وَإِذَآ أَرَدۡنَآ أَن نُّهۡلِكَ قَرۡيَةً أَمَرۡنَا مُتۡرَفِيهَا فَفَسَقُواْ فِيهَا فَحَقَّ عَلَيۡهَا ٱلۡقَوۡلُ فَدَمَّرۡنَٰهَا تَدۡمِيرًا ١٦Futhi uma sifuna ukubhubhisa idolobha sithumela umyalezo (isimemezelo) kulabo abaphila kulona impilo enhle ephezulu bese bephula umthetho kulona (idolobha) bese liyagcwaliseka izwi kubona ngakho-ke siyababhubhisa ngembubhiso enkulu وَكَمۡ أَهۡلَكۡنَا مِنَ ٱلۡقُرُونِ مِنۢ بَعۡدِ نُوحٍۗ وَكَفَىٰ بِرَبِّكَ بِذُنُوبِ عِبَادِهِۦ خَبِيرَۢا بَصِيرًا ١٧Futhi zingaki izizukulwane esazibhubhisa emva kukaNowa na? Futhi iNkosi yakho yanele njengesazi nomboni wezono zezinceku zayo مَّن كَانَ يُرِيدُ ٱلۡعَاجِلَةَ عَجَّلۡنَا لَهُۥ فِيهَا مَا نَشَآءُ لِمَن نُّرِيدُ ثُمَّ جَعَلۡنَا لَهُۥ جَهَنَّمَ يَصۡلَىٰهَا مَذۡمُومًا مَّدۡحُورًا ١٨Noma ngabe ubani lowo ofisa impilo eyedlulayo (yalomhlaba) siyamsheshisela kuyona lakho esikuthandayo kulowo esimthandayo sabe sesimbekela isihogo ayosha kusona ethotshisiwe (ehlanziwe) elahliweyo وَمَنۡ أَرَادَ ٱلۡأٓخِرَةَ وَسَعَىٰ لَهَا سَعۡيَهَا وَهُوَ مُؤۡمِنٌ فَأُوْلَٰٓئِكَ كَانَ سَعۡيُهُم مَّشۡكُورًا ١٩Futhi noma ngabe ubani ofisa impilo ezayo bese ekhombisa ukuzimisela ngayo ngendlela efanele kulapho yena engakholwayo ngakho-ke labo ukuzimisela kwabo kuyabongeka كُلًّا نُّمِدُّ هَٰٓؤُلَآءِ وَهَٰٓؤُلَآءِ مِنۡ عَطَآءِ رَبِّكَۚ وَمَا كَانَ عَطَآءُ رَبِّكَ مَحۡظُورًا ٢٠Ngamunye kulaba kanjalo nakulaba sibapha okuvela eNkosini yakho futhi ukuphana kweNkosi yakho angeke kunqatshelwe ٱنظُرۡ كَيۡفَ فَضَّلۡنَا بَعۡضَهُمۡ عَلَىٰ بَعۡضٍۚ وَلَلۡأٓخِرَةُ أَكۡبَرُ دَرَجَٰتٍ وَأَكۡبَرُ تَفۡضِيلًا ٢١Bheka ukuthi sibakhethe kanjani abanye ngaphezu kwabanye futhi ngempela impilo ezayo iphakeme ngokwedlulele ngamazinga futhi ikhetheke ngokwedlulele لَّا تَجۡعَلۡ مَعَ ٱللَّهِ إِلَٰهًا ءَاخَرَ فَتَقۡعُدَ مَذۡمُومًا مَّخۡذُولًا ٢٢Ungahlanganisi uMvelinqangi kanye nomunye unkulunkulu (wamanga) ngokuba uyohlala phansi ujezisiwe ulahliwe (esihogweni) ۞ وَقَضَىٰ رَبُّكَ أَلَّا تَعۡبُدُوٓاْ إِلَّآ إِيَّاهُ وَبِٱلۡوَٰلِدَيۡنِ إِحۡسَٰنًاۚ إِمَّا يَبۡلُغَنَّ عِندَكَ ٱلۡكِبَرَ أَحَدُهُمَآ أَوۡ كِلَاهُمَا فَلَا تَقُل لَّهُمَآ أُفٍّ وَلَا تَنۡهَرۡهُمَا وَقُل لَّهُمَا قَوۡلًا كَرِيمًا ٢٣Futhi iNkosi yakho yamemezela ukuthi ningakhonzi lutho ngaphandle kwayo kuphela nokuthi nenze, okuhle kubazali, noma ngabe oyedwa wabo noma bobabili uma beficwa ubudala bekanye nawe ngakho-ke ungabothi nxa kubona (noma usho igama elibi) noma uphakamise izwi kubona kepha khuluma nabo ngendlela enhle وَٱخۡفِضۡ لَهُمَا جَنَاحَ ٱلذُّلِّ مِنَ ٱلرَّحۡمَةِ وَقُل رَّبِّ ٱرۡحَمۡهُمَا كَمَا رَبَّيَانِي صَغِيرًا ٢٤Futhi wehlisele kubona amaphiko okuzithoba aphuma emseni futhi uthi “Nkosi yami yiba nomusa kubona bobabili njengoba bangikhulisa ngisemncane” رَّبُّكُمۡ أَعۡلَمُ بِمَا فِي نُفُوسِكُمۡۚ إِن تَكُونُواْ صَٰلِحِينَ فَإِنَّهُۥ كَانَ لِلۡأَوَّٰبِينَ غَفُورًا ٢٥INkosi yenu yazi kabanzi ngalokho okusemiphefumulweni yenu, uma niba ngabalungileyo ngakho-ke ngempela yona iyathethelela kulabo abaphendukela (kuyona) ngokuzisola وَءَاتِ ذَا ٱلۡقُرۡبَىٰ حَقَّهُۥ وَٱلۡمِسۡكِينَ وَٱبۡنَ ٱلسَّبِيلِ وَلَا تُبَذِّرۡ تَبۡذِيرًا ٢٦Futhi nikeza isihlobo okusifanele noswele kanyenesihambi futhi ungachithi (ingcebo) ngokuyimosha إِنَّ ٱلۡمُبَذِّرِينَ كَانُوٓاْ إِخۡوَٰنَ ٱلشَّيَٰطِينِۖ وَكَانَ ٱلشَّيۡطَٰنُ لِرَبِّهِۦ كَفُورًا ٢٧Ngempela abamoshayo bangabafowabo bakasathane futhi usathane uhlala njalo engabongi eNkosini yakhe وَإِمَّا تُعۡرِضَنَّ عَنۡهُمُ ٱبۡتِغَآءَ رَحۡمَةٍ مِّن رَّبِّكَ تَرۡجُوهَا فَقُل لَّهُمۡ قَوۡلًا مَّيۡسُورًا ٢٨Futhi uma uqhelelana nabo ufuna umusa ovela eNkosini yakho owuwuthembile ngakho-ke khuluma nabo inkulumo emnene وَلَا تَجۡعَلۡ يَدَكَ مَغۡلُولَةً إِلَىٰ عُنُقِكَ وَلَا تَبۡسُطۡهَا كُلَّ ٱلۡبَسۡطِ فَتَقۡعُدَ مَلُومًا مَّحۡسُورًا ٢٩Futhi ungenzi ukuthi isandla sakho siboshwe emqaleni wakho futhi ungaseluli ngokwedlulele (ungaphani ngaphezu konako) hleze uhlale phansi usolekile futhi umpofu ngokweqile إِنَّ رَبَّكَ يَبۡسُطُ ٱلرِّزۡقَ لِمَن يَشَآءُ وَيَقۡدِرُۚ إِنَّهُۥ كَانَ بِعِبَادِهِۦ خَبِيرَۢا بَصِيرًا ٣٠Ngempela iNkosi yakho iyasandisa isipho kulowo eyimthandayo futhi iyisigodla (kulowo eyimthandayo) ngempela yona iyazi iyabona mayelana nezinceku zayo وَلَا تَقۡتُلُوٓاْ أَوۡلَٰدَكُمۡ خَشۡيَةَ إِمۡلَٰقٍۖ نَّحۡنُ نَرۡزُقُهُمۡ وَإِيَّاكُمۡۚ إِنَّ قَتۡلَهُمۡ كَانَ خِطۡـًٔا كَبِيرًا ٣١Futhi ningazibulali izingane zenu ngenxa yokwesaba ubuphofu thina siyobenzela izindlela zokuphila kanye nani ngempela ukuzibulala (izingane) kuyohleze njalo kuyisono esikhulu وَلَا تَقۡرَبُواْ ٱلزِّنَىٰٓۖ إِنَّهُۥ كَانَ فَٰحِشَةً وَسَآءَ سَبِيلًا ٣٢Futhi ningasondelani nokulalana ngokungemthetho (ngaphandle komshado) ngempela kona kuyohlala njalo kuyisono futhi kuyindlela embi وَلَا تَقۡتُلُواْ ٱلنَّفۡسَ ٱلَّتِي حَرَّمَ ٱللَّهُ إِلَّا بِٱلۡحَقِّۗ وَمَن قُتِلَ مَظۡلُومًا فَقَدۡ جَعَلۡنَا لِوَلِيِّهِۦ سُلۡطَٰنًا فَلَا يُسۡرِف فِّي ٱلۡقَتۡلِۖ إِنَّهُۥ كَانَ مَنصُورًا ٣٣Futhi ningawubulali umphefumulo uMvelinqangi akwenze kwangabisemthethweniukubaubulawengaphandlekweqiniso futhi noma ngabe ubani owabulawa ngokungesibona ubulungiswa ngempela siyinikezile indlalifa yakhe igunya ngakho-ke makangayeqi imingcele mayelana nokubulala ngempela yena uyosizwa (ngumthetho) وَلَا تَقۡرَبُواْ مَالَ ٱلۡيَتِيمِ إِلَّا بِٱلَّتِي هِيَ أَحۡسَنُ حَتَّىٰ يَبۡلُغَ أَشُدَّهُۥۚ وَأَوۡفُواْ بِٱلۡعَهۡدِۖ إِنَّ ٱلۡعَهۡدَ كَانَ مَسۡـُٔولًا ٣٤Futhi ungasondelani nengcebo yentandane ngaphandle kokuba uma kungendlela enhle kuze kube ilapho ifika khona ebudaleni futhi gcwalisani isivumelwano ngempela isivumelwano kuyobuzwa ngaso وَأَوۡفُواْ ٱلۡكَيۡلَ إِذَا كِلۡتُمۡ وَزِنُواْ بِٱلۡقِسۡطَاسِ ٱلۡمُسۡتَقِيمِۚ ذَٰلِكَ خَيۡرٌ وَأَحۡسَنُ تَأۡوِيلًا ٣٥Futhi nikezani isilinganiso esigcwele uma nenza isilinganiso futhi kalani isisindo ngobulungiswa obuphelele, lokho kuyoba kuhle futhi kube ngcono ekugcineni وَلَا تَقۡفُ مَا لَيۡسَ لَكَ بِهِۦ عِلۡمٌۚ إِنَّ ٱلسَّمۡعَ وَٱلۡبَصَرَ وَٱلۡفُؤَادَ كُلُّ أُوْلَٰٓئِكَ كَانَ عَنۡهُ مَسۡـُٔولًا ٣٦Futhi ungakulandeli lokho ongenalo ulwazi ngako ngempela ukuzwa nokubona kanye nenhliziyo konke lokhu bayobuzwa ngakho وَلَا تَمۡشِ فِي ٱلۡأَرۡضِ مَرَحًاۖ إِنَّكَ لَن تَخۡرِقَ ٱلۡأَرۡضَ وَلَن تَبۡلُغَ ٱلۡجِبَالَ طُولًا ٣٧Futhi ungahambi emhlabeni ngokuziphakamisa ngempela wena awusoze wawuqhekeza umhlaba futhi awusoze wedlule izintaba ngokuphakama كُلُّ ذَٰلِكَ كَانَ سَيِّئُهُۥ عِندَ رَبِّكَ مَكۡرُوهًا ٣٨Konke lokhu (osekubaliwe ngenhla) ububi bako emehlweni eNkosi yakho abuthandeki ذَٰلِكَ مِمَّآ أَوۡحَىٰٓ إِلَيۡكَ رَبُّكَ مِنَ ٱلۡحِكۡمَةِۗ وَلَا تَجۡعَلۡ مَعَ ٱللَّهِ إِلَٰهًا ءَاخَرَ فَتُلۡقَىٰ فِي جَهَنَّمَ مَلُومًا مَّدۡحُورًا ٣٩Lokhu kuyingxenye yalokho iNkosi yakho eyakwembula kuwena (Mphrofethi Muhammad) okungubuhlakani futhi ungahlanganisi uMvelinqangi nomunye hleze uphonswe esihogweni usolekile ulahliwe أَفَأَصۡفَىٰكُمۡ رَبُّكُم بِٱلۡبَنِينَ وَٱتَّخَذَ مِنَ ٱلۡمَلَٰٓئِكَةِ إِنَٰثًاۚ إِنَّكُمۡ لَتَقُولُونَ قَوۡلًا عَظِيمًا ٤٠Ngakube iNkosi yenu inikhethele ukuba nibe namadodana yase izithathela izingelosini amadodakazi na? Ngempela nina nikhuluma inkulumo enzima (engavumelekile) وَلَقَدۡ صَرَّفۡنَا فِي هَٰذَا ٱلۡقُرۡءَانِ لِيَذَّكَّرُواْ وَمَا يَزِيدُهُمۡ إِلَّا نُفُورًا ٤١Futhi ngempela siziphindaphindile (izexwayiso) kuleQur’anukuze bakhumbuziseke futhi ayibanezeleli ngalutho ngaphandle kokwenqena قُل لَّوۡ كَانَ مَعَهُۥٓ ءَالِهَةٌ كَمَا يَقُولُونَ إِذًا لَّٱبۡتَغَوۡاْ إِلَىٰ ذِي ٱلۡعَرۡشِ سَبِيلًا ٤٢Ithi, “Ukube wayekanye nabanye onkulunkulu njengoba benza ngempela babezoyifuna indlela eya kumnikazi wesihlalo esiphakeme” سُبۡحَٰنَهُۥ وَتَعَٰلَىٰ عَمَّا يَقُولُونَ عُلُوًّا كَبِيرًا ٤٣Udumo malube kuye! Futhi uphakeme ngaphezu kwalokho abakushoyo uphakeme kakhulu تُسَبِّحُ لَهُ ٱلسَّمَٰوَٰتُ ٱلسَّبۡعُ وَٱلۡأَرۡضُ وَمَن فِيهِنَّۚ وَإِن مِّن شَيۡءٍ إِلَّا يُسَبِّحُ بِحَمۡدِهِۦ وَلَٰكِن لَّا تَفۡقَهُونَ تَسۡبِيحَهُمۡۚ إِنَّهُۥ كَانَ حَلِيمًا غَفُورًا ٤٤Amazulu ayisikhombisa nomhlaba ayamdumisa kanye nanoma ngabe ubani, okuwona (amazulu ayisikhombisa nomhlaba uyamdumisa) futhi noma ngabe yintoni iyamdumisa ngodumo lwakhe kepha anikuqondi ukudumisa kwabo ngempela yena (uMvelinqangi) uyabekezela uyathethelela ngasosonke isikhathi وَإِذَا قَرَأۡتَ ٱلۡقُرۡءَانَ جَعَلۡنَا بَيۡنَكَ وَبَيۡنَ ٱلَّذِينَ لَا يُؤۡمِنُونَ بِٱلۡأٓخِرَةِ حِجَابًا مَّسۡتُورًا ٤٥Futhi uma ufunda iQur’an sibeka isembozo esihlukanisayo phakathi kwakho kanye nalabo abangakholwa وَجَعَلۡنَا عَلَىٰ قُلُوبِهِمۡ أَكِنَّةً أَن يَفۡقَهُوهُ وَفِيٓ ءَاذَانِهِمۡ وَقۡرًاۚ وَإِذَا ذَكَرۡتَ رَبَّكَ فِي ٱلۡقُرۡءَانِ وَحۡدَهُۥ وَلَّوۡاْ عَلَىٰٓ أَدۡبَٰرِهِمۡ نُفُورًا ٤٦Futhi sabeka izembozo ezinhliziyweni zabo, hleze bayiqonde futhi senza nezindlebe zabo ukuthi zingezwa futhi uma ukhumbule iNkosi yakho kwi-Qur’an (iNkosi) eyodwa vo bafulathelisa imihlane yabo bengathandi نَّحۡنُ أَعۡلَمُ بِمَا يَسۡتَمِعُونَ بِهِۦٓ إِذۡ يَسۡتَمِعُونَ إِلَيۡكَ وَإِذۡ هُمۡ نَجۡوَىٰٓ إِذۡ يَقُولُ ٱلظَّٰلِمُونَ إِن تَتَّبِعُونَ إِلَّا رَجُلًا مَّسۡحُورًا ٤٧Thina siyakwazi ngokwedlulele lokho abakulalelayo uma bekulalela futhi uma benezingxoxo zangasese kulapho izoni zithi, “anilandeli muntu ngaphandle kwendoda elunjiwe” ٱنظُرۡ كَيۡفَ ضَرَبُواْ لَكَ ٱلۡأَمۡثَالَ فَضَلُّواْ فَلَا يَسۡتَطِيعُونَ سَبِيلًا ٤٨Bheka ukuthi bakwenzela kanjani izibonelo kepha baduka ngakho-ke abazange bakwazi ukuthola indlela وَقَالُوٓاْ أَءِذَا كُنَّا عِظَٰمًا وَرُفَٰتًا أَءِنَّا لَمَبۡعُوثُونَ خَلۡقًا جَدِيدًا ٤٩Futhi bathi, “uma singamathambo siyizinhlayiya ezibuthuziwe ngakube ngempela siyovuswa sibe yizidalwa ezintsha na?” ۞ قُلۡ كُونُواْ حِجَارَةً أَوۡ حَدِيدًا ٥٠Ithi, “yibani ngamatshe noma nibe yinsimbi” أَوۡ خَلۡقًا مِّمَّا يَكۡبُرُ فِي صُدُورِكُمۡۚ فَسَيَقُولُونَ مَن يُعِيدُنَاۖ قُلِ ٱلَّذِي فَطَرَكُمۡ أَوَّلَ مَرَّةٍۚ فَسَيُنۡغِضُونَ إِلَيۡكَ رُءُوسَهُمۡ وَيَقُولُونَ مَتَىٰ هُوَۖ قُلۡ عَسَىٰٓ أَن يَكُونَ قَرِيبًا ٥١Noma okunye kwezinye izinto ezidaliwe ezinkulu (ezibukhuni) ezifubeni zenu ngakho-ke bayothi, “ngubani oyosibuyisela emumva ekuphileni na? Ithi “yilowo owanidalayo ngesikhathi sokuqala” ngakho-ke bayonqankuzisela amakhanda abo kuwena bese bethi, “kuyokwenzeka nini lokho” ithi “Mhlawumbe kuseduzane” يَوۡمَ يَدۡعُوكُمۡ فَتَسۡتَجِيبُونَ بِحَمۡدِهِۦ وَتَظُنُّونَ إِن لَّبِثۡتُمۡ إِلَّا قَلِيلًا ٥٢Ngosuku lapho eyobe enimemeza bese niphendula ngendumiso yakhe futhi niyocabanga ukuthi anihlalanga ngaphandle kwesikhashana وَقُل لِّعِبَادِي يَقُولُواْ ٱلَّتِي هِيَ أَحۡسَنُۚ إِنَّ ٱلشَّيۡطَٰنَ يَنزَغُ بَيۡنَهُمۡۚ إِنَّ ٱلشَّيۡطَٰنَ كَانَ لِلۡإِنسَٰنِ عَدُوًّا مُّبِينًا ٥٣Futhi zitshele izinceku zami ukuthi zisho lokho okuhle ngokwedlulele ngempela usathane utshala ukungezwani phakathi kwabo, ngempela usathane uhlala njalo eyisitha somuntu esigqamile رَّبُّكُمۡ أَعۡلَمُ بِكُمۡۖ إِن يَشَأۡ يَرۡحَمۡكُمۡ أَوۡ إِن يَشَأۡ يُعَذِّبۡكُمۡۚ وَمَآ أَرۡسَلۡنَٰكَ عَلَيۡهِمۡ وَكِيلًا ٥٤INkosi yenu yazi kabanzi ngani, uma ithanda izoba nomusa ngani noma uma ithanda inijezise futhi asizange sikuthumele kubona njengomqapheli (wabo) وَرَبُّكَ أَعۡلَمُ بِمَن فِي ٱلسَّمَٰوَٰتِ وَٱلۡأَرۡضِۗ وَلَقَدۡ فَضَّلۡنَا بَعۡضَ ٱلنَّبِيِّـۧنَ عَلَىٰ بَعۡضٍۖ وَءَاتَيۡنَا دَاوُۥدَ زَبُورًا ٥٥Futhi iNkosi yakho yazi kabanzi nganoma ngabe ubani osemazulwini nasemhlabeni futhi ngempela futhi ngempela sakhetha abanye abaphrofethi ngaphezu kwabanye futhi samnikeza uDavide iZabur قُلِ ٱدۡعُواْ ٱلَّذِينَ زَعَمۡتُم مِّن دُونِهِۦ فَلَا يَمۡلِكُونَ كَشۡفَ ٱلضُّرِّ عَنكُمۡ وَلَا تَحۡوِيلًا ٥٦Ithi, “bizani labo enibacabangayo (enibathandayo) esikhundleni sakhe, kepha abanawo amandla okususa ubunzima kunina noma ukubuguqulela (kwesinye isimo)” أُوْلَٰٓئِكَ ٱلَّذِينَ يَدۡعُونَ يَبۡتَغُونَ إِلَىٰ رَبِّهِمُ ٱلۡوَسِيلَةَ أَيُّهُمۡ أَقۡرَبُ وَيَرۡجُونَ رَحۡمَتَهُۥ وَيَخَافُونَ عَذَابَهُۥٓۚ إِنَّ عَذَابَ رَبِّكَ كَانَ مَحۡذُورًا ٥٧Labo ababamemezayo bafuna izindlela zokufinyelela eNkosini yabo ukuthi ngubani kubona okufanele abeseduzane kakhulu, futhi bathembele emseni wayo futhi bayasesaba isijeziso sayo, ngempela isijeziso seNkosi yakho sifanelwe ukuqashelwa ngaso sonke isikhathi وَإِن مِّن قَرۡيَةٍ إِلَّا نَحۡنُ مُهۡلِكُوهَا قَبۡلَ يَوۡمِ ٱلۡقِيَٰمَةِ أَوۡ مُعَذِّبُوهَا عَذَابًا شَدِيدًاۚ كَانَ ذَٰلِكَ فِي ٱلۡكِتَٰبِ مَسۡطُورًا ٥٨Futhi alikho idolobha esingeke silibhubhise ngaphambi kosuku lokuvuka kwabafileyo noma silijezise ngesijeziso esinzima ngasosonke isikhathi lokhu kulotshiwe encwadini وَمَا مَنَعَنَآ أَن نُّرۡسِلَ بِٱلۡأٓيَٰتِ إِلَّآ أَن كَذَّبَ بِهَا ٱلۡأَوَّلُونَۚ وَءَاتَيۡنَا ثَمُودَ ٱلنَّاقَةَ مُبۡصِرَةً فَظَلَمُواْ بِهَاۚ وَمَا نُرۡسِلُ بِٱلۡأٓيَٰتِ إِلَّا تَخۡوِيفًا ٥٩Futhi akukho okwanqabela ukuthi sithumele izimpawu ngaphandle kokuthi baziphika abantu basendulo futhi sanikeza uThamud ikameli lensikazi njengophawu olugqamile ngakho- ke benza okungalungile ngalo futhi asizange sizithumele izimpawu ngaphandle kokuxwayisa وَإِذۡ قُلۡنَا لَكَ إِنَّ رَبَّكَ أَحَاطَ بِٱلنَّاسِۚ وَمَا جَعَلۡنَا ٱلرُّءۡيَا ٱلَّتِيٓ أَرَيۡنَٰكَ إِلَّا فِتۡنَةً لِّلنَّاسِ وَٱلشَّجَرَةَ ٱلۡمَلۡعُونَةَ فِي ٱلۡقُرۡءَانِۚ وَنُخَوِّفُهُمۡ فَمَا يَزِيدُهُمۡ إِلَّا طُغۡيَٰنًا كَبِيرًا ٦٠Futhi ngenkathi sithi kuwena, “ngempela iNkosi yakho ibazungelezile abantu futhi asizange siwenze umbono esakubonisa wona ngaphandle kokuba ube isivivinyo kubantu nesihlahla esiqalekisiweyo kwi-Qur’an, futhi siyabaxwayisa ukuthi ayikho into eyonezelela kubona ngaphandle kokuduka okukhulu” وَإِذۡ قُلۡنَا لِلۡمَلَٰٓئِكَةِ ٱسۡجُدُواْ لِأٓدَمَ فَسَجَدُوٓاْ إِلَّآ إِبۡلِيسَ قَالَ ءَأَسۡجُدُ لِمَنۡ خَلَقۡتَ طِينًا ٦١Futhi khumbula ngesikhathi sithi ezingelosini “khothamelani u-Adam” ngakho-ke zakhothama ngaphandle kuka-Iblis wathi, “ngakube ngingakhothamela lowo owamdala ngobumba na?” قَالَ أَرَءَيۡتَكَ هَٰذَا ٱلَّذِي كَرَّمۡتَ عَلَيَّ لَئِنۡ أَخَّرۡتَنِ إِلَىٰ يَوۡمِ ٱلۡقِيَٰمَةِ لَأَحۡتَنِكَنَّ ذُرِّيَّتَهُۥٓ إِلَّا قَلِيلًا ٦٢Wathi “ngakube uyambona yini lona imphakamise ngaphezu kwami na?” Uma ungase ungihlehlisele ukuthi kuze kube usuku lokuvuka kwabafileyo ngempela mina ngiyoyibamba ngiyidukise inzalo yakhe ngaphandle kwedlanzana قَالَ ٱذۡهَبۡ فَمَن تَبِعَكَ مِنۡهُمۡ فَإِنَّ جَهَنَّمَ جَزَآؤُكُمۡ جَزَآءً مَّوۡفُورًا ٦٣Wathi (uMvelinqangi) “hamba! Ngakho-ke noma ngabe ubani okulandelayo phakathi kwabo ngempela isihogo kuyoba umvuzo wenu ophelele” وَٱسۡتَفۡزِزۡ مَنِ ٱسۡتَطَعۡتَ مِنۡهُم بِصَوۡتِكَ وَأَجۡلِبۡ عَلَيۡهِم بِخَيۡلِكَ وَرَجِلِكَ وَشَارِكۡهُمۡ فِي ٱلۡأَمۡوَٰلِ وَٱلۡأَوۡلَٰدِ وَعِدۡهُمۡۚ وَمَا يَعِدُهُمُ ٱلشَّيۡطَٰنُ إِلَّا غُرُورًا ٦٤Futhi ubadukise labo ongakwazi ukubadukisa phakathi kwabo ngezwi lakho futhi bashaye ngamasosha agibele nahamba ngezinyawo futhi uhlukaniselane nabo engcebweni nasezinganeni ubathembise futhi usathane akabathembisi lutho ngaphandle kwenkohliso إِنَّ عِبَادِي لَيۡسَ لَكَ عَلَيۡهِمۡ سُلۡطَٰنٌۚ وَكَفَىٰ بِرَبِّكَ وَكِيلًا ٦٥Ngempela awunagunya phezu kwezinceku zami futhi yanele iNkosi yakho njengomlondolozi رَّبُّكُمُ ٱلَّذِي يُزۡجِي لَكُمُ ٱلۡفُلۡكَ فِي ٱلۡبَحۡرِ لِتَبۡتَغُواْ مِن فَضۡلِهِۦٓۚ إِنَّهُۥ كَانَ بِكُمۡ رَحِيمًا ٦٦INkosi yenu iyona enihambisela imikhumbi olwandle ukuze nifune ububele bayo, ngempela yona inomusa kunina ngasosonke isikhathi وَإِذَا مَسَّكُمُ ٱلضُّرُّ فِي ٱلۡبَحۡرِ ضَلَّ مَن تَدۡعُونَ إِلَّآ إِيَّاهُۖ فَلَمَّا نَجَّىٰكُمۡ إِلَى ٱلۡبَرِّ أَعۡرَضۡتُمۡۚ وَكَانَ ٱلۡإِنسَٰنُ كَفُورًا ٦٧Futhi uma nithintwa ubunzima olwandle bayanyamalala labo enibamemezayo ngaphandle kwakhe, ngakho-ke kwathi lapho enisindisa (ebunzimeni olwandle) wanikhiphela emhlabeni nabe seniyafulathela futhi ngasosonke isikhathi umuntu akabongi أَفَأَمِنتُمۡ أَن يَخۡسِفَ بِكُمۡ جَانِبَ ٱلۡبَرِّ أَوۡ يُرۡسِلَ عَلَيۡكُمۡ حَاصِبًا ثُمَّ لَا تَجِدُواْ لَكُمۡ وَكِيلًا ٦٨Ngakube nizizwa niphephile yini ukuthi angeke enze ukuthi inigwinye ingxenye yomhlaba noma athumele kunina isivunguvungu somoya ohamba nesihlabathi na? Bese ningabe nisazitholela umlondolozi أَمۡ أَمِنتُمۡ أَن يُعِيدَكُمۡ فِيهِ تَارَةً أُخۡرَىٰ فَيُرۡسِلَ عَلَيۡكُمۡ قَاصِفًا مِّنَ ٱلرِّيحِ فَيُغۡرِقَكُم بِمَا كَفَرۡتُمۡ ثُمَّ لَا تَجِدُواْ لَكُمۡ عَلَيۡنَا بِهِۦ تَبِيعًا ٦٩Noma nizinzwa niphephile yini ukuthi angeke aniphindisele kulona (ulwandle) ngesinye isikhathi na? Bese ethumela kunina umoya oyisiphepho, animinzise ngenxa yokungakholwa kwenu bese ningabe nisazitholela ozophindisela ngako abhekane nathi ۞ وَلَقَدۡ كَرَّمۡنَا بَنِيٓ ءَادَمَ وَحَمَلۡنَٰهُمۡ فِي ٱلۡبَرِّ وَٱلۡبَحۡرِ وَرَزَقۡنَٰهُم مِّنَ ٱلطَّيِّبَٰتِ وَفَضَّلۡنَٰهُمۡ عَلَىٰ كَثِيرٍ مِّمَّنۡ خَلَقۡنَا تَفۡضِيلًا ٧٠Futhi ngempela sabahlonipha abantwana ba-Adam futhi sabathwala emhlabeni kanye nasolwandle futhi sabapha ezintweni ezinhle futhi sabakhetha ngaphezu kwabaningi kulabo esabadala يَوۡمَ نَدۡعُواْ كُلَّ أُنَاسِۭ بِإِمَٰمِهِمۡۖ فَمَنۡ أُوتِيَ كِتَٰبَهُۥ بِيَمِينِهِۦ فَأُوْلَٰٓئِكَ يَقۡرَءُونَ كِتَٰبَهُمۡ وَلَا يُظۡلَمُونَ فَتِيلًا ٧١Khumbula ngosuku lapho siyobiza bonke abantu kanye nomholi wabo ngakho-ke noma ngabe ubani onikwa incwadi esandleni sokudla bona-ke bayofunda incwadi yabo futhi angeke benzelwe okungesibona ubulungiswa ngisho nakancane وَمَن كَانَ فِي هَٰذِهِۦٓ أَعۡمَىٰ فَهُوَ فِي ٱلۡأٓخِرَةِ أَعۡمَىٰ وَأَضَلُّ سَبِيلًا ٧٢Futhi noma ngabe ubani oyimpumputhe kulomhlaba ngakho- ke yena uyoba yimpumputhe empilweni ezayo futhi uduke ngokusobala وَإِن كَادُواْ لَيَفۡتِنُونَكَ عَنِ ٱلَّذِيٓ أَوۡحَيۡنَآ إِلَيۡكَ لِتَفۡتَرِيَ عَلَيۡنَا غَيۡرَهُۥۖ وَإِذًا لَّٱتَّخَذُوكَ خَلِيلًا ٧٣Futhi ngempela bacishe bakulinga ngalokhu esakwembula kuwena ukuze uqambe okuphambene nathi okungesikona lokho futhi babezokuthatha njengomngane وَلَوۡلَآ أَن ثَبَّتۡنَٰكَ لَقَدۡ كِدتَّ تَرۡكَنُ إِلَيۡهِمۡ شَيۡـًٔا قَلِيلًا ٧٤Futhi ukuba asizange sikusimamise (sikuphe amandla) ngempela wawuzothambekela kubona ngokuthize okuncane إِذًا لَّأَذَقۡنَٰكَ ضِعۡفَ ٱلۡحَيَوٰةِ وَضِعۡفَ ٱلۡمَمَاتِ ثُمَّ لَا تَجِدُ لَكَ عَلَيۡنَا نَصِيرًا ٧٥Lapho-ke sasizokuzwisa (isijeziso) esiphindiwe kabili empilweni kanye nesiphindwe kabili emva kokufa bese ungazitholeli umsizi wokubhekana nathi وَإِن كَادُواْ لَيَسۡتَفِزُّونَكَ مِنَ ٱلۡأَرۡضِ لِيُخۡرِجُوكَ مِنۡهَاۖ وَإِذًا لَّا يَلۡبَثُونَ خِلَٰفَكَ إِلَّا قَلِيلًا ٧٦Futhi ngempela bacishe bakusabisa emhlabeni ukuze bakugxoshe kuwona, kepha babengeke bahlale emva kwakho ngaphandle kwesikhashana سُنَّةَ مَن قَدۡ أَرۡسَلۡنَا قَبۡلَكَ مِن رُّسُلِنَاۖ وَلَا تَجِدُ لِسُنَّتِنَا تَحۡوِيلًا ٧٧(Lena) yindlela yalabo esasibathuma ngaphambilini kwakho abayizithunywa zethu futhi angeke uyithole inguquko endleleni yethu أَقِمِ ٱلصَّلَوٰةَ لِدُلُوكِ ٱلشَّمۡسِ إِلَىٰ غَسَقِ ٱلَّيۡلِ وَقُرۡءَانَ ٱلۡفَجۡرِۖ إِنَّ قُرۡءَانَ ٱلۡفَجۡرِ كَانَ مَشۡهُودًا ٧٨Yenza umthandazo phakathi nemini kuze kube ubumnyama bobusuku (nokufundwa) kweQur’an (Salatul Fajr) ngokuntwela kokusa, ngempela (ukufundwa) kweQur’an ngokuntwela kokusa kuhlala njalo kufakazelwa izingelosi وَمِنَ ٱلَّيۡلِ فَتَهَجَّدۡ بِهِۦ نَافِلَةً لَّكَ عَسَىٰٓ أَن يَبۡعَثَكَ رَبُّكَ مَقَامًا مَّحۡمُودًا ٧٩Futhi nangezingxenye zobusuku yenza umthandazo kanye nabo njengomthandazo onezeleliwe (uzenzele) wena ukuze iNkosi yakho iyokuvusa kwabafileyo endaweni yokudumisa وَقُل رَّبِّ أَدۡخِلۡنِي مُدۡخَلَ صِدۡقٍ وَأَخۡرِجۡنِي مُخۡرَجَ صِدۡقٍ وَٱجۡعَل لِّي مِن لَّدُنكَ سُلۡطَٰنًا نَّصِيرًا ٨٠Futhi ithi, “Nkosi yami ngingenise ekungeneni okuyiqiniso futhi ungikhiphe ekuphumeni okuyiqiniso futhi ungiphe igunya eliwusizo elivela kuwena” وَقُلۡ جَآءَ ٱلۡحَقُّ وَزَهَقَ ٱلۡبَٰطِلُۚ إِنَّ ٱلۡبَٰطِلَ كَانَ زَهُوقًا ٨١Futhi ithi, “iqiniso lafika kwashabalala amanga ngempela amanga ayohlala njalo eshabalala” وَنُنَزِّلُ مِنَ ٱلۡقُرۡءَانِ مَا هُوَ شِفَآءٌ وَرَحۡمَةٌ لِّلۡمُؤۡمِنِينَ وَلَا يَزِيدُ ٱلظَّٰلِمِينَ إِلَّا خَسَارًا ٨٢Futhi sithumela phansi okwe-Qur’an lokho okwelaphayo kanye nomusa kwabakholwayo futhi ayinezeli lutho kubenzi bokubi ngaphandle kokulahlekelwa وَإِذَآ أَنۡعَمۡنَا عَلَى ٱلۡإِنسَٰنِ أَعۡرَضَ وَنَـَٔا بِجَانِبِهِۦ وَإِذَا مَسَّهُ ٱلشَّرُّ كَانَ يَـُٔوسًا ٨٣Futhi uma sehlisela umusa phezu komuntu uyafulathela futhi aqhelelane nawo futhi uma ethintwa okubi ngasosonke isikhathi uphelelwa ngamandla قُلۡ كُلٌّ يَعۡمَلُ عَلَىٰ شَاكِلَتِهِۦ فَرَبُّكُمۡ أَعۡلَمُ بِمَنۡ هُوَ أَهۡدَىٰ سَبِيلًا ٨٤Ithi, “Lowo nalowo muntu usebenza ngendlela yakhe ngakho- ke iNkosi yenu yazi kabanzi ngalowo oholwe endleleni (eqondile) ngokwedlulele” وَيَسۡـَٔلُونَكَ عَنِ ٱلرُّوحِۖ قُلِ ٱلرُّوحُ مِنۡ أَمۡرِ رَبِّي وَمَآ أُوتِيتُم مِّنَ ٱلۡعِلۡمِ إِلَّا قَلِيلًا ٨٥Futhi bayakubuza ngomphefumulo ithi “umphefumulo ungokwempoqo yeNkosi yami futhi anizange ninikezwe lutho ngaphandle kokuncane” وَلَئِن شِئۡنَا لَنَذۡهَبَنَّ بِٱلَّذِيٓ أَوۡحَيۡنَآ إِلَيۡكَ ثُمَّ لَا تَجِدُ لَكَ بِهِۦ عَلَيۡنَا وَكِيلًا ٨٦Futhi uma sithanda ngempela singakuthatha lokho esakwembula kuwena bese ungabe usazitholela umvikeli obhekene nathi mayelana nako إِلَّا رَحۡمَةً مِّن رَّبِّكَۚ إِنَّ فَضۡلَهُۥ كَانَ عَلَيۡكَ كَبِيرًا ٨٧Ngaphandle komusa ovela eNkosini yakho ngempela umusa wayo kuwena ngasosonke isikhathi mkhulu قُل لَّئِنِ ٱجۡتَمَعَتِ ٱلۡإِنسُ وَٱلۡجِنُّ عَلَىٰٓ أَن يَأۡتُواْ بِمِثۡلِ هَٰذَا ٱلۡقُرۡءَانِ لَا يَأۡتُونَ بِمِثۡلِهِۦ وَلَوۡ كَانَ بَعۡضُهُمۡ لِبَعۡضٍ ظَهِيرًا ٨٨Ithi, “uma abantu namaJinn bengahlangana ndawonye ukuze beze nokufana naleQur’an angeke bakwazi ukuza nefana nayo ngisho noma ngabe abanye babo bangabasizi babanye” وَلَقَدۡ صَرَّفۡنَا لِلنَّاسِ فِي هَٰذَا ٱلۡقُرۡءَانِ مِن كُلِّ مَثَلٍ فَأَبَىٰٓ أَكۡثَرُ ٱلنَّاسِ إِلَّا كُفُورًا ٨٩Futhi ngempela sibachazelile ngokugcwele abantu kuleQur’an ngazo zonke izibonela kepha iningi labantu lenqaba (zonke izinto) ngaphandle kokungakholwa وَقَالُواْ لَن نُّؤۡمِنَ لَكَ حَتَّىٰ تَفۡجُرَ لَنَا مِنَ ٱلۡأَرۡضِ يَنۢبُوعًا ٩٠Futhibathi,“asisozesakukholwakuzekubeilaphousiqhumisela khona umthombo wamanzi emhlabathini” أَوۡ تَكُونَ لَكَ جَنَّةٌ مِّن نَّخِيلٍ وَعِنَبٍ فَتُفَجِّرَ ٱلۡأَنۡهَٰرَ خِلَٰلَهَا تَفۡجِيرًا ٩١Noma ungaba nesivande sezihlahla zamasundu kanye namagilebhisi bese wenza ukuthi kugeleze imifula phakathi kwazo (izivande) أَوۡ تُسۡقِطَ ٱلسَّمَآءَ كَمَا زَعَمۡتَ عَلَيۡنَا كِسَفًا أَوۡ تَأۡتِيَ بِٱللَّهِ وَٱلۡمَلَٰٓئِكَةِ قَبِيلًا ٩٢Noma ungenza ukuthi kuwele kuthina isibhakabhaka sibe yizingcezu njengoba wawusho (ufisa) noma ulethe uMvelinqangi kanye nezingelosi zibhekane nathi amehlo namehlo أَوۡ يَكُونَ لَكَ بَيۡتٌ مِّن زُخۡرُفٍ أَوۡ تَرۡقَىٰ فِي ٱلسَّمَآءِ وَلَن نُّؤۡمِنَ لِرُقِيِّكَ حَتَّىٰ تُنَزِّلَ عَلَيۡنَا كِتَٰبًا نَّقۡرَؤُهُۥۗ قُلۡ سُبۡحَانَ رَبِّي هَلۡ كُنتُ إِلَّا بَشَرًا رَّسُولًا ٩٣Noma ungaba nendlu eyenziwe ngegolide noma ngabe wenyukela esibhakabhakeni asisoze sikholelwe ekwenyukeni kwakho kuze kube wembula kuthina incwadi esizoyifunda ithi, “udumo malube seNkosini yami ngakube ngingokuthize yini ngaphandle kokuba ngibe ngumuntu oyisithunywa na?” وَمَا مَنَعَ ٱلنَّاسَ أَن يُؤۡمِنُوٓاْ إِذۡ جَآءَهُمُ ٱلۡهُدَىٰٓ إِلَّآ أَن قَالُوٓاْ أَبَعَثَ ٱللَّهُ بَشَرًا رَّسُولًا ٩٤Futhi ayikho into evimbela abantu ukuthi bakholwe uma sebefikelwe ukuholeka ngaphandle kokuthi bathi “ngakube uMvelinqangi uthumele umuntu ukuthi abe yisithunywa na?” قُل لَّوۡ كَانَ فِي ٱلۡأَرۡضِ مَلَٰٓئِكَةٌ يَمۡشُونَ مُطۡمَئِنِّينَ لَنَزَّلۡنَا عَلَيۡهِم مِّنَ ٱلسَّمَآءِ مَلَكًا رَّسُولًا ٩٥Ithi, “ukube emhlabeni bekukhona izingelosi zizihambela ngokuthula ngempela besizothumela kubona ingelosi njengesithunywa esivela ezulwini” قُلۡ كَفَىٰ بِٱللَّهِ شَهِيدَۢا بَيۡنِي وَبَيۡنَكُمۡۚ إِنَّهُۥ كَانَ بِعِبَادِهِۦ خَبِيرَۢا بَصِيرًا ٩٦Ithi, “uMvelinqangi wanele njengofakazi phakathi kwami nani ngempela yena ngasosonke isikhathi uyazi ngezinceku zakhe uyazibona” وَمَن يَهۡدِ ٱللَّهُ فَهُوَ ٱلۡمُهۡتَدِۖ وَمَن يُضۡلِلۡ فَلَن تَجِدَ لَهُمۡ أَوۡلِيَآءَ مِن دُونِهِۦۖ وَنَحۡشُرُهُمۡ يَوۡمَ ٱلۡقِيَٰمَةِ عَلَىٰ وُجُوهِهِمۡ عُمۡيًا وَبُكۡمًا وَصُمًّاۖ مَّأۡوَىٰهُمۡ جَهَنَّمُۖ كُلَّمَا خَبَتۡ زِدۡنَٰهُمۡ سَعِيرًا ٩٧Futhi noma ngabe ubani uMvelinqangi amholayo ngakho- ke yena ungoholiweyo futhi noma ngabe ubani amdukisayo ngakho-ke awusoze wabatholela abavikeli ngaphandle kwakhe futhi siyobaqoqela ndawonye ngosuku lokuvuka kwabafileyo behamba ngobuso babo-beyizimpumputhe, beyizimungulu futhi beyizithuli indawo yabo yokuhlala kuyoba isihogo ngasosonke isikhathi uma uncipha (umlilo) siyokunezelela kubona ukusha ذَٰلِكَ جَزَآؤُهُم بِأَنَّهُمۡ كَفَرُواْ بِـَٔايَٰتِنَا وَقَالُوٓاْ أَءِذَا كُنَّا عِظَٰمًا وَرُفَٰتًا أَءِنَّا لَمَبۡعُوثُونَ خَلۡقًا جَدِيدًا ٩٨Lokhu kuyinhlawulo yabo ngenxa yokuthi bona babephika amavesi ethu futhi babethi, “uma singamathambo singeyilutho ngakube ngempela thina siyovuswa sibe izidalwa ezintsha na?” ۞ أَوَلَمۡ يَرَوۡاْ أَنَّ ٱللَّهَ ٱلَّذِي خَلَقَ ٱلسَّمَٰوَٰتِ وَٱلۡأَرۡضَ قَادِرٌ عَلَىٰٓ أَن يَخۡلُقَ مِثۡلَهُمۡ وَجَعَلَ لَهُمۡ أَجَلًا لَّا رَيۡبَ فِيهِ فَأَبَى ٱلظَّٰلِمُونَ إِلَّا كُفُورًا ٩٩Ngakube ababoni yini ukuthi nguMvelinqangi owadala amazulu nomhlaba uyakwazi ukuthi adale okufana nabo na? Futhi wababekela isikhathi ekungenakungatshazwa ngaso ngakho-ke izoni zaziphika (yonke into) ngaphandle kokungakholwa قُل لَّوۡ أَنتُمۡ تَمۡلِكُونَ خَزَآئِنَ رَحۡمَةِ رَبِّيٓ إِذًا لَّأَمۡسَكۡتُمۡ خَشۡيَةَ ٱلۡإِنفَاقِۚ وَكَانَ ٱلۡإِنسَٰنُ قَتُورًا ١٠٠Ithi “ukube nina beningabalondolozi bomusa weNkosi yami ngempela benizowagodla ngenxa yokwesaba ukuphana futhi ngasosonke isikhathi umuntu uhlala njalo encishana” وَلَقَدۡ ءَاتَيۡنَا مُوسَىٰ تِسۡعَ ءَايَٰتِۭ بَيِّنَٰتٍۖ فَسۡـَٔلۡ بَنِيٓ إِسۡرَٰٓءِيلَ إِذۡ جَآءَهُمۡ فَقَالَ لَهُۥ فِرۡعَوۡنُ إِنِّي لَأَظُنُّكَ يَٰمُوسَىٰ مَسۡحُورًا ١٠١Futhi ngempela samnikeza uMose izimpawu eziyisishiyagalolunye ezicacile ngakho-ke buza abantwana bakwa-Israyeli ngenkathi efika kubona, wayesethi u-Faro kuyena “ngempela mina ngicabanga ukuthi wena Mose ulunjiwe” قَالَ لَقَدۡ عَلِمۡتَ مَآ أَنزَلَ هَٰٓؤُلَآءِ إِلَّا رَبُّ ٱلسَّمَٰوَٰتِ وَٱلۡأَرۡضِ بَصَآئِرَ وَإِنِّي لَأَظُنُّكَ يَٰفِرۡعَوۡنُ مَثۡبُورًا ١٠٢Wathi, “ngempela wazile ukuthi akukhomuntu owehlisela phansi izimpawu ngaphandle kweNkosi yamazulu nomhlaba futhi ngempela mina ngicabanga ukuthi wena Oh Faro! Ungobhujisiwe” فَأَرَادَ أَن يَسۡتَفِزَّهُم مِّنَ ٱلۡأَرۡضِ فَأَغۡرَقۡنَٰهُ وَمَن مَّعَهُۥ جَمِيعًا ١٠٣Ngakho-ke (uFaro) wayefisa ukubagxosha ezweni sabe sesiyamuminzisa kanye nalabo ayekanye nabo bonke وَقُلۡنَا مِنۢ بَعۡدِهِۦ لِبَنِيٓ إِسۡرَٰٓءِيلَ ٱسۡكُنُواْ ٱلۡأَرۡضَ فَإِذَا جَآءَ وَعۡدُ ٱلۡأٓخِرَةِ جِئۡنَا بِكُمۡ لَفِيفًا ١٠٤Futhi sathi emva kwakhe (uFaro) kubantwana bakwa-Israyeli “hlalani emhlabeni ngakho-ke uma sifika isethembiso sempilo ezayo siyoniqoqela ndawonye nibe niyiqembu” وَبِٱلۡحَقِّ أَنزَلۡنَٰهُ وَبِٱلۡحَقِّ نَزَلَۗ وَمَآ أَرۡسَلۡنَٰكَ إِلَّا مُبَشِّرًا وَنَذِيرًا ١٠٥Futhi ngeqiniso sayithumela phansi (iQur’an) futhi yathumeleka ngeqiniso futhi asizange sikuthumelele lutho ngaphandle kokuba ngumlethi wezindaba ezimnandi nomxwayisi وَقُرۡءَانًا فَرَقۡنَٰهُ لِتَقۡرَأَهُۥ عَلَى ٱلنَّاسِ عَلَىٰ مُكۡثٍ وَنَزَّلۡنَٰهُ تَنزِيلًا ١٠٦Futhi iQur’an siyehlukanisile ukuze uyifundele abantu izikhawu futhi sayembula (iQur’an) izigaba ngizigaba قُلۡ ءَامِنُواْ بِهِۦٓ أَوۡ لَا تُؤۡمِنُوٓاْۚ إِنَّ ٱلَّذِينَ أُوتُواْ ٱلۡعِلۡمَ مِن قَبۡلِهِۦٓ إِذَا يُتۡلَىٰ عَلَيۡهِمۡ يَخِرُّونَۤ لِلۡأَذۡقَانِۤ سُجَّدًاۤ ١٠٧Ithi, “kholelwani kuyona noma ningakholwa ngempela labo ababenikezwe ulwazi ngaphambilini kwayo uma befundelwa yona, bawa phansi ngobuso baguqe bezithobileyo” وَيَقُولُونَ سُبۡحَٰنَ رَبِّنَآ إِن كَانَ وَعۡدُ رَبِّنَا لَمَفۡعُولًا ١٠٨Futhi bathi, “udumo malube seNkosini! Uma ngempela isethembiso seNkosi yethu sizogcwaliseka.” وَيَخِرُّونَ لِلۡأَذۡقَانِ يَبۡكُونَ وَيَزِيدُهُمۡ خُشُوعًا ۩ ١٠٩Futhi bawa phansi ngobuso bekhala futhi kwenyusela ukuzithoba kwabo قُلِ ٱدۡعُواْ ٱللَّهَ أَوِ ٱدۡعُواْ ٱلرَّحۡمَٰنَۖ أَيًّا مَّا تَدۡعُواْ فَلَهُ ٱلۡأَسۡمَآءُ ٱلۡحُسۡنَىٰۚ وَلَا تَجۡهَرۡ بِصَلَاتِكَ وَلَا تُخَافِتۡ بِهَا وَٱبۡتَغِ بَيۡنَ ذَٰلِكَ سَبِيلًا ١١٠Ithi, “bizani uMvelinqangi noma nibize onomusa noma ngabe yiliphi igama enimbiza ngalo ngakho-ke angawakhe amagama amahle futhi ungawenzi umthandazo wakho ngezwi eliphezulu noma eliphansi futhi thola indlela phakathi kwalokho” وَقُلِ ٱلۡحَمۡدُ لِلَّهِ ٱلَّذِي لَمۡ يَتَّخِذۡ وَلَدًا وَلَمۡ يَكُن لَّهُۥ شَرِيكٌ فِي ٱلۡمُلۡكِ وَلَمۡ يَكُن لَّهُۥ وَلِيٌّ مِّنَ ٱلذُّلِّۖ وَكَبِّرۡهُ تَكۡبِيرَۢا ١١١Futhi ithi, “udumo lungoluka-Mvelinqangi futhi ongenamhlanganyeli embusweni futhi ongenaye umvikeli ngenxa yobuthakathaka futhi mdumise ngendumiso”

Translation: Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman.