بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
ٱلۡحَمۡدُ لِلَّهِ ٱلَّذِيٓ أَنزَلَ عَلَىٰ عَبۡدِهِ ٱلۡكِتَٰبَ وَلَمۡ يَجۡعَل لَّهُۥ عِوَجَاۜ ١Udumo ungoluka-Mvelinqangi okunguyena owembula incwadi encekwini yakhe futhi wangakwenzi ubuzombezombe kuyo (iQur’an) قَيِّمًا لِّيُنذِرَ بَأۡسًا شَدِيدًا مِّن لَّدُنۡهُ وَيُبَشِّرَ ٱلۡمُؤۡمِنِينَ ٱلَّذِينَ يَعۡمَلُونَ ٱلصَّٰلِحَٰتِ أَنَّ لَهُمۡ أَجۡرًا حَسَنًا ٢Eqondile, ukuze axwayise ngesijeziso esinzima esivela kuyena futhi alethe izindaba emzinandi kwabakholwayo, labo abenza izenzo ezilungileyo ukuthi okwabo ngumvuzo omuhle مَّٰكِثِينَ فِيهِ أَبَدًا ٣Bayohlala khona ingunaphakade وَيُنذِرَ ٱلَّذِينَ قَالُواْ ٱتَّخَذَ ٱللَّهُ وَلَدًا ٤Nokuxwayisi labo abathi “uMvelinqangi unendodana” مَّا لَهُم بِهِۦ مِنۡ عِلۡمٍ وَلَا لِأٓبَآئِهِمۡۚ كَبُرَتۡ كَلِمَةً تَخۡرُجُ مِنۡ أَفۡوَٰهِهِمۡۚ إِن يَقُولُونَ إِلَّا كَذِبًا ٥Abanolwazi ngalokho ngisho nabobaba babo (abanolwazi) likhulu igama eliphuma emilonyeni yabo, abasho lutho ngaphandle kokuqamba amanga فَلَعَلَّكَ بَٰخِعٌ نَّفۡسَكَ عَلَىٰٓ ءَاثَٰرِهِمۡ إِن لَّمۡ يُؤۡمِنُواْ بِهَٰذَا ٱلۡحَدِيثِ أَسَفًا ٦Ngakho-ke uzozibulala ngenxa yokuphatheka kabi mayelana nezinyathelo zabo uma bengakholelwa kulenkulumo na إِنَّا جَعَلۡنَا مَا عَلَى ٱلۡأَرۡضِ زِينَةً لَّهَا لِنَبۡلُوَهُمۡ أَيُّهُمۡ أَحۡسَنُ عَمَلًا ٧Ngempela thina sakwenza lokho okusemhlabeni kwaba ngumhlobiso wawo ukuze sibavivinye ukuthi ngobani babo abanemisebenzi emihle ngokweqile وَإِنَّا لَجَٰعِلُونَ مَا عَلَيۡهَا صَعِيدًا جُرُزًا ٨Ngempela thina siyokwenza ukuthi konke lokho okukuwona (umhlaba) kungatheli lutho, kube ngumhlaba owugwadule أَمۡ حَسِبۡتَ أَنَّ أَصۡحَٰبَ ٱلۡكَهۡفِ وَٱلرَّقِيمِ كَانُواْ مِنۡ ءَايَٰتِنَا عَجَبًا ٩Noma ucabanga ukuthi izihlali zasemgedeni nombhalo kwakungezinye zezimpawu zethu ezimangalisayo إِذۡ أَوَى ٱلۡفِتۡيَةُ إِلَى ٱلۡكَهۡفِ فَقَالُواْ رَبَّنَآ ءَاتِنَا مِن لَّدُنكَ رَحۡمَةً وَهَيِّئۡ لَنَا مِنۡ أَمۡرِنَا رَشَدًا ١٠Khumbula ngenkathi intsha ifuna ukuya kohlala emgedeni ngakho-ke yase ithi, “Nkosi yethu siphe umusa ovela kuwena futhi usenzele udaba lwethu lube ngoluqondileyo” فَضَرَبۡنَا عَلَىٰٓ ءَاذَانِهِمۡ فِي ٱلۡكَهۡفِ سِنِينَ عَدَدًا ١١Ngakho-ke sazivala izindlebe zabo emgedeni iminyaka eminingi ثُمَّ بَعَثۡنَٰهُمۡ لِنَعۡلَمَ أَيُّ ٱلۡحِزۡبَيۡنِ أَحۡصَىٰ لِمَا لَبِثُوٓاْ أَمَدًا ١٢Sabe sesiyabavusa ukuze sibe inolwazi ukuthi ngeliphi phakathi kwawo womabili amaqembu elalikwazi kongcono ukubala isikhathi ababesihlalile نَّحۡنُ نَقُصُّ عَلَيۡكَ نَبَأَهُم بِٱلۡحَقِّۚ إِنَّهُمۡ فِتۡيَةٌ ءَامَنُواْ بِرَبِّهِمۡ وَزِدۡنَٰهُمۡ هُدًى ١٣Thina sikuxoxela indaba yabo ngeqiniso, ngempela bona babeyintsha eyayikholelwa eNkosi yayo futhi sabanezelela ekuholweni وَرَبَطۡنَا عَلَىٰ قُلُوبِهِمۡ إِذۡ قَامُواْ فَقَالُواْ رَبُّنَا رَبُّ ٱلسَّمَٰوَٰتِ وَٱلۡأَرۡضِ لَن نَّدۡعُوَاْ مِن دُونِهِۦٓ إِلَٰهًاۖ لَّقَدۡ قُلۡنَآ إِذًا شَطَطًا ١٤Futhi saziqinisa zasimama izinhliziyo zayo ngenkathi isukuma (intsha) ithi, “iNkosi yethu Nkosi yamazulu nomhlaba asisoze simemeze omunye uNkulunkulu ngaphandle kwakhe (uma senze kanjalo) ngempela siyobe sisho inkulumo yokungahloniphi” هَٰٓؤُلَآءِ قَوۡمُنَا ٱتَّخَذُواْ مِن دُونِهِۦٓ ءَالِهَةًۖ لَّوۡلَا يَأۡتُونَ عَلَيۡهِم بِسُلۡطَٰنِۭ بَيِّنٍۖ فَمَنۡ أَظۡلَمُ مِمَّنِ ٱفۡتَرَىٰ عَلَى ٱللَّهِ كَذِبًا ١٥Labantu bethu bazithathele abanye onkulunkulu esikhundleni sakhe, kwenziwa yini ukuthi (oNkulunkulu) bangabaletheli kunalowo oqambela uMvelinqangi amanga na وَإِذِ ٱعۡتَزَلۡتُمُوهُمۡ وَمَا يَعۡبُدُونَ إِلَّا ٱللَّهَ فَأۡوُۥٓاْ إِلَى ٱلۡكَهۡفِ يَنشُرۡ لَكُمۡ رَبُّكُم مِّن رَّحۡمَتِهِۦ وَيُهَيِّئۡ لَكُم مِّنۡ أَمۡرِكُم مِّرۡفَقًا ١٦Futhi khumbula ngenkathi niqhelelana nabo kanye nakulokho abakukhonzayo esikhundleni sikaMvelinqangi ngakho-ke funani isiphephelo emgedeni, iyonidlalela iNkosi yenu emseni wayobese inenzela lube lula udaba lwenu ngendlela efanele ۞ وَتَرَى ٱلشَّمۡسَ إِذَا طَلَعَت تَّزَٰوَرُ عَن كَهۡفِهِمۡ ذَاتَ ٱلۡيَمِينِ وَإِذَا غَرَبَت تَّقۡرِضُهُمۡ ذَاتَ ٱلشِّمَالِ وَهُمۡ فِي فَجۡوَةٍ مِّنۡهُۚ ذَٰلِكَ مِنۡ ءَايَٰتِ ٱللَّهِۗ مَن يَهۡدِ ٱللَّهُ فَهُوَ ٱلۡمُهۡتَدِۖ وَمَن يُضۡلِلۡ فَلَن تَجِدَ لَهُۥ وَلِيًّا مُّرۡشِدًا ١٧Futhi wawulibona ilanga ngenkathi liphuma lithambekela ngasemgedeni wabo ngakwesokudla nangenkathi lishona libashiya ngakwesobunxele kulapho yona (intsha) isendaweni enkulu kuwona (umgede), lokhu kungukunye kwezimpawu zikaMvelinqangi noma ngabe ubani oholwa nguMvelinqangi ungoholelwe endleleni eqondile futhi noma ngabe ubani amholela ekudukeni ngakho-ke awusoze wamtholela umvikeli oyomhola وَتَحۡسَبُهُمۡ أَيۡقَاظًا وَهُمۡ رُقُودٌۚ وَنُقَلِّبُهُمۡ ذَاتَ ٱلۡيَمِينِ وَذَاتَ ٱلشِّمَالِۖ وَكَلۡبُهُم بَٰسِطٌ ذِرَاعَيۡهِ بِٱلۡوَصِيدِۚ لَوِ ٱطَّلَعۡتَ عَلَيۡهِمۡ لَوَلَّيۡتَ مِنۡهُمۡ فِرَارًا وَلَمُلِئۡتَ مِنۡهُمۡ رُعۡبًا ١٨Futhi ucabanga ukuthi babevukile (babephapheme) kulapho bona babelele futhi sabaguqulela ngakwesokudla nangakwesobunxele kanye nenja yabo ilule imilenze yayo yangaphambili ngasemnyango (womgede) ukube wawubonile wawuyobafulathela ngejubane futhi ngempela wawuyogcwala ukubesaba وَكَذَٰلِكَ بَعَثۡنَٰهُمۡ لِيَتَسَآءَلُواْ بَيۡنَهُمۡۚ قَالَ قَآئِلٌ مِّنۡهُمۡ كَمۡ لَبِثۡتُمۡۖ قَالُواْ لَبِثۡنَا يَوۡمًا أَوۡ بَعۡضَ يَوۡمٍۚ قَالُواْ رَبُّكُمۡ أَعۡلَمُ بِمَا لَبِثۡتُمۡ فَٱبۡعَثُوٓاْ أَحَدَكُم بِوَرِقِكُمۡ هَٰذِهِۦٓ إِلَى ٱلۡمَدِينَةِ فَلۡيَنظُرۡ أَيُّهَآ أَزۡكَىٰ طَعَامًا فَلۡيَأۡتِكُم بِرِزۡقٍ مِّنۡهُ وَلۡيَتَلَطَّفۡ وَلَا يُشۡعِرَنَّ بِكُمۡ أَحَدًا ١٩Futhi sabavusa kanjalo ukuze babuzane ngamunye, isikhulumi phakathi kwabo (sabuza) sathi “nihlale isikhathi esingakanani”? Bathi “sihlale usuku noma ingxenye yosuku” bathi “iNkosi yenu yazi kabanzi ukuthi nihlale isikhathi esingakanani” ngakho-ke thumelani oyedwa wenu edolobheni (emphakathini) naloluhlamvu lwesiliva bese eyabheka ukuthi yikuphi ukudla okumsulwa ngokwedlulele bese enilethela ingxenye yako futhi aqaphele futhi angalazisi ngisho noyedwa umuntu udaba lwenu إِنَّهُمۡ إِن يَظۡهَرُواْ عَلَيۡكُمۡ يَرۡجُمُوكُمۡ أَوۡ يُعِيدُوكُمۡ فِي مِلَّتِهِمۡ وَلَن تُفۡلِحُوٓاْ إِذًا أَبَدًا ٢٠Ngempela bona uma bengase bazi ngani bazonikhanda ngamatshe noma baniphindisele emumva enkolweni yabo bese ningabe nisaphumelela وَكَذَٰلِكَ أَعۡثَرۡنَا عَلَيۡهِمۡ لِيَعۡلَمُوٓاْ أَنَّ وَعۡدَ ٱللَّهِ حَقٌّ وَأَنَّ ٱلسَّاعَةَ لَا رَيۡبَ فِيهَآ إِذۡ يَتَنَٰزَعُونَ بَيۡنَهُمۡ أَمۡرَهُمۡۖ فَقَالُواْ ٱبۡنُواْ عَلَيۡهِم بُنۡيَٰنًاۖ رَّبُّهُمۡ أَعۡلَمُ بِهِمۡۚ قَالَ ٱلَّذِينَ غَلَبُواْ عَلَىٰٓ أَمۡرِهِمۡ لَنَتَّخِذَنَّ عَلَيۡهِم مَّسۡجِدًا ٢١Futhi sakwenza kanjalo ukuba kwaziwe ngabo ukuze bazi ukuthi isethembiso sikaMvelinqangi siyiqiniso nokuthi ihora akunakungatshazwa ngalo, ngenkathi bephikisana bodwa ngodaba lwabo ngakho-ke bathi “yakhani isakhiwo ngaphezu kwabo, iNkosi yabo yazi kabanzi ngabo” labo abanqoba kulodaba lwabo bathi, “ngempela sizokwakha indlu yokukhonzela phezu kwabo.” سَيَقُولُونَ ثَلَٰثَةٌ رَّابِعُهُمۡ كَلۡبُهُمۡ وَيَقُولُونَ خَمۡسَةٌ سَادِسُهُمۡ كَلۡبُهُمۡ رَجۡمَۢا بِٱلۡغَيۡبِۖ وَيَقُولُونَ سَبۡعَةٌ وَثَامِنُهُمۡ كَلۡبُهُمۡۚ قُل رَّبِّيٓ أَعۡلَمُ بِعِدَّتِهِم مَّا يَعۡلَمُهُمۡ إِلَّا قَلِيلٌۗ فَلَا تُمَارِ فِيهِمۡ إِلَّا مِرَآءً ظَٰهِرًا وَلَا تَسۡتَفۡتِ فِيهِم مِّنۡهُمۡ أَحَدًا ٢٢Bayothi babebathathu owenise wabo kwakuyinja yabo futhi (abanye) bayothi bebeyisihlanu owesithupha wabo kwakwiyinja yabo–kungukuqagela ngokungabonwayo futhi (abanye) bathi babeyisikhombisa owesishiyagalombili wabo kwakuyinja yabo ithi iNkosi yami yazi kabanzi ngesibalo sabo akekho obaziyo ngaphandle kwabambalwa ngakho-ke ungabi nempikiswano ngabo ngaphandle kwempikiswano enobufakazi obucacile futhi ungabuzi ngisho noyedwa wabo ngabo وَلَا تَقُولَنَّ لِشَاْيۡءٍ إِنِّي فَاعِلٌ ذَٰلِكَ غَدًا ٢٣Futhiungaboshoentweniukuthi“ngempelaminangizokwenza lokho kusasa” إِلَّآ أَن يَشَآءَ ٱللَّهُۚ وَٱذۡكُر رَّبَّكَ إِذَا نَسِيتَ وَقُلۡ عَسَىٰٓ أَن يَهۡدِيَنِ رَبِّي لِأَقۡرَبَ مِنۡ هَٰذَا رَشَدًا ٢٤Ngaphandle uma uMvelinqangi ethanda futhi khumbula iNkosi yakho uma ukhohlwa bese uthi, “Ngifisa iNkosi yami ingiholele iNkosi yami izongiholela kokusondele kunalokhu ngokulunga” وَلَبِثُواْ فِي كَهۡفِهِمۡ ثَلَٰثَ مِاْئَةٍ سِنِينَ وَٱزۡدَادُواْ تِسۡعًا ٢٥Futhi bahlala emgedeni wabo iminyaka engamakhulu amathathu nayisishiyagalolunye enezelelekile قُلِ ٱللَّهُ أَعۡلَمُ بِمَا لَبِثُواْۖ لَهُۥ غَيۡبُ ٱلسَّمَٰوَٰتِ وَٱلۡأَرۡضِۖ أَبۡصِرۡ بِهِۦ وَأَسۡمِعۡۚ مَا لَهُم مِّن دُونِهِۦ مِن وَلِيٍّ وَلَا يُشۡرِكُ فِي حُكۡمِهِۦٓ أَحَدًا ٢٦Ithi nguMvelinqangi owazi kabanzi ukuthi bahlala (emgedeni) isikhathi esingakanani, kungokwakhe okungabonwayo kwamazulu nomhlaba ukubona abona ngako (kugqamile) kanye nokuzwa, abanamvikeli ngaphandle kwakhe futhi akahlanganyeli namuntu ekwahluleleni kwakhe وَٱتۡلُ مَآ أُوحِيَ إِلَيۡكَ مِن كِتَابِ رَبِّكَۖ لَا مُبَدِّلَ لِكَلِمَٰتِهِۦ وَلَن تَجِدَ مِن دُونِهِۦ مُلۡتَحَدًا ٢٧Futhi funda lokho okwembulwe kuwena okusencwadini yeNkosi yakho, akekho ongawaguqula amazwi ayo futhi awusoze wamthola ongaba isiphephelo ngaphandle kwakhe وَٱصۡبِرۡ نَفۡسَكَ مَعَ ٱلَّذِينَ يَدۡعُونَ رَبَّهُم بِٱلۡغَدَوٰةِ وَٱلۡعَشِيِّ يُرِيدُونَ وَجۡهَهُۥۖ وَلَا تَعۡدُ عَيۡنَاكَ عَنۡهُمۡ تُرِيدُ زِينَةَ ٱلۡحَيَوٰةِ ٱلدُّنۡيَاۖ وَلَا تُطِعۡ مَنۡ أَغۡفَلۡنَا قَلۡبَهُۥ عَن ذِكۡرِنَا وَٱتَّبَعَ هَوَىٰهُ وَكَانَ أَمۡرُهُۥ فُرُطًا ٢٨Futhi zigcine ubekezela kanye nalabo ababiza iNkosi yabo ekuseni nakusihlwa befuna ubuso bayo futhi ungavumeli amehlo akho ukuthi abuke ngale kwabo ufisa ubuhle bempilo yalomhlaba futhi ungamhloniphi lowo esenze inhliziyo yakhe yangakunaki ukukhunjulwa kwethu, futhi lowo olandela izifiso zakhe ngasosonke isikhathi udaba lwakhe luyalahleka وَقُلِ ٱلۡحَقُّ مِن رَّبِّكُمۡۖ فَمَن شَآءَ فَلۡيُؤۡمِن وَمَن شَآءَ فَلۡيَكۡفُرۡۚ إِنَّآ أَعۡتَدۡنَا لِلظَّٰلِمِينَ نَارًا أَحَاطَ بِهِمۡ سُرَادِقُهَاۚ وَإِن يَسۡتَغِيثُواْ يُغَاثُواْ بِمَآءٍ كَٱلۡمُهۡلِ يَشۡوِي ٱلۡوُجُوهَۚ بِئۡسَ ٱلشَّرَابُ وَسَآءَتۡ مُرۡتَفَقًا ٢٩Futhi ithi “iqiniso livela eNkosini yenu ngakho-ke noma ngabe ubani okuthandayo (ukukholwa) makakholwe futhi noma ngabe ubani othanda ukungakholwa makangakholwa ngempela thina sabalungiselela abayizoni umlilo ozindonga zawo ziyobazungeleza futhi uma befuna ukusizwa bayosizwa ngamanzi abilayo abashise ubuso (babo) sibi lesosiphuzo futhi yimbi leyo ndawo yokuphumula” إِنَّ ٱلَّذِينَ ءَامَنُواْ وَعَمِلُواْ ٱلصَّٰلِحَٰتِ إِنَّا لَا نُضِيعُ أَجۡرَ مَنۡ أَحۡسَنَ عَمَلًا ٣٠Ngempela labo abakholwayo futhi abenza izenzo ezilungileyo ngempela thina asiwulahli umvuzo walowo owenza msebenzi omuhle ngokwedlulele أُوْلَٰٓئِكَ لَهُمۡ جَنَّٰتُ عَدۡنٍ تَجۡرِي مِن تَحۡتِهِمُ ٱلۡأَنۡهَٰرُ يُحَلَّوۡنَ فِيهَا مِنۡ أَسَاوِرَ مِن ذَهَبٍ وَيَلۡبَسُونَ ثِيَابًا خُضۡرًا مِّن سُندُسٍ وَإِسۡتَبۡرَقٍ مُّتَّكِـِٔينَ فِيهَا عَلَى ٱلۡأَرَآئِكِۚ نِعۡمَ ٱلثَّوَابُ وَحَسُنَتۡ مُرۡتَفَقًا ٣١Labo okwabo kuyoba izivande zaphakade okugeleza ngaphansi kwazo imifula lapho (ezivandeni) bayohlotshiswa ngemigexo eyakhiwe ngegolide futhi bayogqoka izingubo zikasilika eziluhlaza ezicolekile ezilula neziwugqinsi, bayobala lapho ezihlalweni eziphakeme (lowo) ngomvuzo wekhethelo nendawo enhle yokuphumula ۞ وَٱضۡرِبۡ لَهُم مَّثَلًا رَّجُلَيۡنِ جَعَلۡنَا لِأَحَدِهِمَا جَنَّتَيۡنِ مِنۡ أَعۡنَٰبٍ وَحَفَفۡنَٰهُمَا بِنَخۡلٍ وَجَعَلۡنَا بَيۡنَهُمَا زَرۡعًا ٣٢Futhi benzele isibonelo samadoda amabili eyodwa yawo sayenzela izivande ezimbili zamagilebhisi sabe sesiyazibiyela ngamasundu futhi senza ukuthi phakathi kwazo zombili kube nendawo yezitshalo كِلۡتَا ٱلۡجَنَّتَيۡنِ ءَاتَتۡ أُكُلَهَا وَلَمۡ تَظۡلِم مِّنۡهُ شَيۡـًٔاۚ وَفَجَّرۡنَا خِلَٰلَهُمَا نَهَرًا ٣٣Zombili lezizivande zathela izithelo zazo zangehluleki ngalutho kulokho futhi senza ukuthi kuqhume umfula phakathi kwazo zombili وَكَانَ لَهُۥ ثَمَرٌ فَقَالَ لِصَٰحِبِهِۦ وَهُوَ يُحَاوِرُهُۥٓ أَنَا۠ أَكۡثَرُ مِنكَ مَالًا وَأَعَزُّ نَفَرًا ٣٤Futhi wayenesithelo wayesethi kumngane wakhe ngenkathi enengxoxo naye, “Mina nginengcebo eningi kunawe futhi nginamandla ngokwedlulele kunabanye abantu yimina ohlonipheke kakhulu kunawe” وَدَخَلَ جَنَّتَهُۥ وَهُوَ ظَالِمٌ لِّنَفۡسِهِۦ قَالَ مَآ أَظُنُّ أَن تَبِيدَ هَٰذِهِۦٓ أَبَدًا ٣٥Futhi wayesengena esivandeni sakhe kulapho yena engakwenzanga ubulungiswa emphefumulweni wakhe wathi, “angicabangi ukuthi lokho kuyobhubha nanini?” وَمَآ أَظُنُّ ٱلسَّاعَةَ قَآئِمَةً وَلَئِن رُّدِدتُّ إِلَىٰ رَبِّي لَأَجِدَنَّ خَيۡرًا مِّنۡهَا مُنقَلَبًا ٣٦Futhi angicabangi ukuthi iHora liyofika futhi uma ngiyobuyiselwa eNkosini yami ngempela ngiyokuthola okungcono kunalokhu njengembuyiselo قَالَ لَهُۥ صَاحِبُهُۥ وَهُوَ يُحَاوِرُهُۥٓ أَكَفَرۡتَ بِٱلَّذِي خَلَقَكَ مِن تُرَابٍ ثُمَّ مِن نُّطۡفَةٍ ثُمَّ سَوَّىٰكَ رَجُلًا ٣٧Umngane wakhe wathi kuye, kulapho enengxoxo naye “ngakube awukholwa yini kulowo owakudala ngothuli wayesekudala ngeconsi lesidoda (wakudala ngokuhlangana kowesilisa nowesifazane) wayesekwenza waba ngumuntu ophelele na?” لَّٰكِنَّا۠ هُوَ ٱللَّهُ رَبِّي وَلَآ أُشۡرِكُ بِرَبِّيٓ أَحَدًا ٣٨Kepha yena unguMvelinqangi iNkosi yami futhi angiyenzeli muntu iNkosi yami ukuthi abe ngumhlanganyeli ekuyikhonzeni وَلَوۡلَآ إِذۡ دَخَلۡتَ جَنَّتَكَ قُلۡتَ مَا شَآءَ ٱللَّهُ لَا قُوَّةَ إِلَّا بِٱللَّهِۚ إِن تَرَنِ أَنَا۠ أَقَلَّ مِنكَ مَالًا وَوَلَدًا ٣٩Futhi awushongo ngani ngenkathi ungena esivandeni sakho ukuthi lokho uMvelinqangi akuthandile (kuyenzeka) akekho onamandla ngaphandle kwakuMvelinqangi, uma wena ungibona, mina ngingaphansi kwakho ngengcebo nangezingane فَعَسَىٰ رَبِّيٓ أَن يُؤۡتِيَنِ خَيۡرًا مِّن جَنَّتِكَ وَيُرۡسِلَ عَلَيۡهَا حُسۡبَانًا مِّنَ ٱلسَّمَآءِ فَتُصۡبِحَ صَعِيدًا زَلَقًا ٤٠Ngakho-ke futhi iNkosi yami izongipha okungcono kunesivande sakho futhi ithumele phezu kwaso isijeziso esivela esibhakabhakeni ngakho-ke bese sibangumhlabathi oshelelayo أَوۡ يُصۡبِحَ مَآؤُهَا غَوۡرًا فَلَن تَسۡتَطِيعَ لَهُۥ طَلَبًا ٤١Noma amanzi aso azike phansi (emhlabathini) ungabe usakwazi ukuwuthola وَأُحِيطَ بِثَمَرِهِۦ فَأَصۡبَحَ يُقَلِّبُ كَفَّيۡهِ عَلَىٰ مَآ أَنفَقَ فِيهَا وَهِيَ خَاوِيَةٌ عَلَىٰ عُرُوشِهَا وَيَقُولُ يَٰلَيۡتَنِي لَمۡ أُشۡرِكۡ بِرَبِّيٓ أَحَدًا ٤٢Futhi izithelo zakhe zizungezwe (ukubhubha) bese ebangoshaya izandla zakhe (elahlekelwe ithemba futhi elusizi) ngenxa yalokho ayekuchitha kusona, kulapho sibhubhe ngisho nesisekelo saso wayesethi, “Oh! Ngifisa sengathi angizange ngenzele iNkosi yami umhlanganyeli ekuyikhonzeni” وَلَمۡ تَكُن لَّهُۥ فِئَةٌ يَنصُرُونَهُۥ مِن دُونِ ٱللَّهِ وَمَا كَانَ مُنتَصِرًا ٤٣Futhi akanalo iqembu labantu elingamsiza ukubhekana noMvelinqangi futhi akakwazi ukuzivikela هُنَالِكَ ٱلۡوَلَٰيَةُ لِلَّهِ ٱلۡحَقِّۚ هُوَ خَيۡرٌ ثَوَابًا وَخَيۡرٌ عُقۡبًا ٤٤Lapho igunya lingelikaMvelinqangi ngeqiniso, yena ungowedlula konke ngokunonga umvuzo futhi ungongcono ekugcineni (esiphethweni) وَٱضۡرِبۡ لَهُم مَّثَلَ ٱلۡحَيَوٰةِ ٱلدُّنۡيَا كَمَآءٍ أَنزَلۡنَٰهُ مِنَ ٱلسَّمَآءِ فَٱخۡتَلَطَ بِهِۦ نَبَاتُ ٱلۡأَرۡضِ فَأَصۡبَحَ هَشِيمًا تَذۡرُوهُ ٱلرِّيَٰحُۗ وَكَانَ ٱللَّهُ عَلَىٰ كُلِّ شَيۡءٍ مُّقۡتَدِرًا ٤٥Futhi benzele isibonelo sempilo yalomhlaba injengamanzi (imvula) esiyehlisela phansi ephuma emafini bese okumilayo komhlabathi (izihlahla, utshani nokunye) kumiliswe iyona, (ekugcineni) kuyona kuvuthuluke kuphephethwe ngumoya futhi ngasosonke isikhathi uMvelinqangi unamandla okwenza zonke izinto ٱلۡمَالُ وَٱلۡبَنُونَ زِينَةُ ٱلۡحَيَوٰةِ ٱلدُّنۡيَاۖ وَٱلۡبَٰقِيَٰتُ ٱلصَّٰلِحَٰتُ خَيۡرٌ عِندَ رَبِّكَ ثَوَابًا وَخَيۡرٌ أَمَلًا ٤٦Ingcebo nezingane kungumhlobiso wempilo yalomhlaba kepha imisebenzi emihle elungileyo ihlala ikhona njalo, mihle eNkosini yakho mayelana nomvuzo futhi (imisebenzi elungileyo) ingcono mayelana nethemba وَيَوۡمَ نُسَيِّرُ ٱلۡجِبَالَ وَتَرَى ٱلۡأَرۡضَ بَارِزَةً وَحَشَرۡنَٰهُمۡ فَلَمۡ نُغَادِرۡ مِنۡهُمۡ أَحَدًا ٤٧Futhi khumbula ngosuku lapho siyobe sibhidliza izintaba futhi uyobona umhlaba undlaleke waqonda futhi siyobaqoqela ndawonye bonke ngakho-ke angeke size sishiye ngisho noyedwa wabo ngemumva وَعُرِضُواْ عَلَىٰ رَبِّكَ صَفًّا لَّقَدۡ جِئۡتُمُونَا كَمَا خَلَقۡنَٰكُمۡ أَوَّلَ مَرَّةِۭۚ بَلۡ زَعَمۡتُمۡ أَلَّن نَّجۡعَلَ لَكُم مَّوۡعِدًا ٤٨Futhi bayolethwa ngaphambili kweNkosi yakho bamiswe ngolayini (iNkosi yakho iyothi) “ngempela senifikile kuthi njengoba sanidala ekuqaleni kepha nanicabanga ukuthi angeke sinithembise (ukuhlangana nathi)” وَوُضِعَ ٱلۡكِتَٰبُ فَتَرَى ٱلۡمُجۡرِمِينَ مُشۡفِقِينَ مِمَّا فِيهِ وَيَقُولُونَ يَٰوَيۡلَتَنَا مَالِ هَٰذَا ٱلۡكِتَٰبِ لَا يُغَادِرُ صَغِيرَةً وَلَا كَبِيرَةً إِلَّآ أَحۡصَىٰهَاۚ وَوَجَدُواْ مَا عَمِلُواْ حَاضِرًاۗ وَلَا يَظۡلِمُ رَبُّكَ أَحَدًا ٤٩Futhi kuyovezwa incwadi, ngakho-ke niyobona izoni zesaba kulokho ezikukona ziyothi, “Oh yeka okwethu! Uhloboluni lencwadi lolu ayishiyi lutho ngaphandle ngisho noma luncane noma lukhulu iyakubala, futhi bayokuthola konke lokho ababekwenza (nabakwenzayo) manje futhi iNkosi yakho angeke yenze okungenabulungiswa ngisho nakoyedwa umuntu” وَإِذۡ قُلۡنَا لِلۡمَلَٰٓئِكَةِ ٱسۡجُدُواْ لِأٓدَمَ فَسَجَدُوٓاْ إِلَّآ إِبۡلِيسَ كَانَ مِنَ ٱلۡجِنِّ فَفَسَقَ عَنۡ أَمۡرِ رَبِّهِۦٓۗ أَفَتَتَّخِذُونَهُۥ وَذُرِّيَّتَهُۥٓ أَوۡلِيَآءَ مِن دُونِي وَهُمۡ لَكُمۡ عَدُوُّۢۚ بِئۡسَ لِلظَّٰلِمِينَ بَدَلًا ٥٠Futhi khumbula ngenkathi sithi ezingelosini kothamelani u-Adamu ngakho-ke zakhothama ngaphandle kuka-Iblis wayengomunye wamaJinn ngakho-ke akawuhloniphanga umthetho weNkosi yakhe, ngakube nithatha yena kanye nenzalo yakhe njengabavikeli esikhundleni sami na? Kulapho bona beyizitha zenu na? Kubi okushintshwa izoni ۞ مَّآ أَشۡهَدتُّهُمۡ خَلۡقَ ٱلسَّمَٰوَٰتِ وَٱلۡأَرۡضِ وَلَا خَلۡقَ أَنفُسِهِمۡ وَمَا كُنتُ مُتَّخِذَ ٱلۡمُضِلِّينَ عَضُدًا ٥١Angibakhombisanga indalo yamazulu nomhlaba futhi angibakhombisanga ngisho nokudalwa kwabo uqobo futhi angizange ngithathe abedukisayo njengabasizi وَيَوۡمَ يَقُولُ نَادُواْ شُرَكَآءِيَ ٱلَّذِينَ زَعَمۡتُمۡ فَدَعَوۡهُمۡ فَلَمۡ يَسۡتَجِيبُواْ لَهُمۡ وَجَعَلۡنَا بَيۡنَهُم مَّوۡبِقًا ٥٢Futhi khumbula ngosuku lapho eyothi, “bizani labo enaningenzela abahlanganyeli nabo ekungikhonzeni ngakho- ke bayobamemeza kepha angeke babaphendule futhi siyokwenza ukuthi bahlukane (abadukileyo nabaholelwe endleleni elungileyo)” وَرَءَا ٱلۡمُجۡرِمُونَ ٱلنَّارَ فَظَنُّوٓاْ أَنَّهُم مُّوَاقِعُوهَا وَلَمۡ يَجِدُواْ عَنۡهَا مَصۡرِفًا ٥٣Futhi izoni ziyawubona umlilo bese ziyazi ukuthi zona zizongena kuwona futhi angeke zithole ukuphunyuka kuwona وَلَقَدۡ صَرَّفۡنَا فِي هَٰذَا ٱلۡقُرۡءَانِ لِلنَّاسِ مِن كُلِّ مَثَلٍۚ وَكَانَ ٱلۡإِنسَٰنُ أَكۡثَرَ شَيۡءٍ جَدَلًا ٥٤Futhi ngempela sabenzela abantu kuleQur’an zonke izinhlobo zezibonelo futhi ngasosonke isikhathi okuningi okwenziwa ngumuntu impikiswano وَمَا مَنَعَ ٱلنَّاسَ أَن يُؤۡمِنُوٓاْ إِذۡ جَآءَهُمُ ٱلۡهُدَىٰ وَيَسۡتَغۡفِرُواْ رَبَّهُمۡ إِلَّآ أَن تَأۡتِيَهُمۡ سُنَّةُ ٱلۡأَوَّلِينَ أَوۡ يَأۡتِيَهُمُ ٱلۡعَذَابُ قُبُلًا ٥٥Futhi akukho lutho oluvimbela abantu ukuthi bakholwe uma sebefikelwe ukuholwa futhi nasekuceleni intethelelo eNkosini yabo ngaphandle uma befikelwa indlela esathatha ngayo abantu basendulo noma bafikelwe isijeziso sibekwe ngaphambi kwabo وَمَا نُرۡسِلُ ٱلۡمُرۡسَلِينَ إِلَّا مُبَشِّرِينَ وَمُنذِرِينَۚ وَيُجَٰدِلُ ٱلَّذِينَ كَفَرُواْ بِٱلۡبَٰطِلِ لِيُدۡحِضُواْ بِهِ ٱلۡحَقَّۖ وَٱتَّخَذُوٓاْ ءَايَٰتِي وَمَآ أُنذِرُواْ هُزُوًا ٥٦Futhi asizithumeli izithunywa ngaphandle kokuthi zibe ngabalethi bezindaba ezimnandi nabaxwayisi futhi labo abangakholwa benza impikiswano ngamanga ukuze babhuntshise iqiniso ngawo, bathatha amavesi ami kanye nalokho abaxwayiswa ngako inhlekisa وَمَنۡ أَظۡلَمُ مِمَّن ذُكِّرَ بِـَٔايَٰتِ رَبِّهِۦ فَأَعۡرَضَ عَنۡهَا وَنَسِيَ مَا قَدَّمَتۡ يَدَاهُۚ إِنَّا جَعَلۡنَا عَلَىٰ قُلُوبِهِمۡ أَكِنَّةً أَن يَفۡقَهُوهُ وَفِيٓ ءَاذَانِهِمۡ وَقۡرًاۖ وَإِن تَدۡعُهُمۡ إِلَى ٱلۡهُدَىٰ فَلَن يَهۡتَدُوٓاْ إِذًا أَبَدًا ٥٧Futhi ngubani ongenabulungiswa ngokwedlulele kunalowo okhunjuziswa ngamavesi eNkosi yakhe bese engawanaki futhi akhohlwe yilokho okuthunyelwe izandla zakhe ngaphambili na? Ngempela sibeke ezinhliziyweni zabo izisicilelo hleze bayiqonde (iQur’an) sabeka nobuthuli emadlebeni abo, futhi uma ubamemela ekuholweni ngakho-ke abasoze baholeleke endleleni eqondile وَرَبُّكَ ٱلۡغَفُورُ ذُو ٱلرَّحۡمَةِۖ لَوۡ يُؤَاخِذُهُم بِمَا كَسَبُواْ لَعَجَّلَ لَهُمُ ٱلۡعَذَابَۚ بَل لَّهُم مَّوۡعِدٌ لَّن يَجِدُواْ مِن دُونِهِۦ مَوۡئِلًا ٥٨Futhi iNkosi yakho iyathethelela ingumnikazi womusa, ukube ibathatha ngendlela abazuze ngayo beyizobasheshisela isijeziso kepha okwabo isethembiso (isikhathi esinqunyiweyo), abasoze balithole ithuba lokuphunyuka وَتِلۡكَ ٱلۡقُرَىٰٓ أَهۡلَكۡنَٰهُمۡ لَمَّا ظَلَمُواْ وَجَعَلۡنَا لِمَهۡلِكِهِم مَّوۡعِدًا ٥٩Futhi lamadolobha sawabhubhisa ngenkathi enza okungalungile futhi sawabekela isikhathi sokubhujiswa kwawo وَإِذۡ قَالَ مُوسَىٰ لِفَتَىٰهُ لَآ أَبۡرَحُ حَتَّىٰٓ أَبۡلُغَ مَجۡمَعَ ٱلۡبَحۡرَيۡنِ أَوۡ أَمۡضِيَ حُقُبًا ٦٠Futhi khumbula ngenkathi uMose ethi emfaneni wakhe (isisebenzi) “angeke ngililahle ithemba kuze kube ilapho ngifika khona ezinhlanganweni zolwandle olubili noma ngihambe isikhathi sonke sempilo” فَلَمَّا بَلَغَا مَجۡمَعَ بَيۡنِهِمَا نَسِيَا حُوتَهُمَا فَٱتَّخَذَ سَبِيلَهُۥ فِي ٱلۡبَحۡرِ سَرَبًا ٦١Ngakho-ke kwathi lapho bobabili sebefika ezinhlanganweni zalo lolubili bakhohlwa inhlanzi yabo yase ithatha indlela yayo ebheke olwandle kalula فَلَمَّا جَاوَزَا قَالَ لِفَتَىٰهُ ءَاتِنَا غَدَآءَنَا لَقَدۡ لَقِينَا مِن سَفَرِنَا هَٰذَا نَصَبًا ٦٢Ngakho-ke kwathi lapho sebeqhubekela phambili (uMose) wathi, emfaneni wakhe (isisebenzi), “silethele ukudla kwethu kwasemini ngempela sesikhathele kuloluhambo lwethu” قَالَ أَرَءَيۡتَ إِذۡ أَوَيۡنَآ إِلَى ٱلصَّخۡرَةِ فَإِنِّي نَسِيتُ ٱلۡحُوتَ وَمَآ أَنسَىٰنِيهُ إِلَّا ٱلشَّيۡطَٰنُ أَنۡ أَذۡكُرَهُۥۚ وَٱتَّخَذَ سَبِيلَهُۥ فِي ٱلۡبَحۡرِ عَجَبًا ٦٣(Umfana) wayesethi, “ubonile yini ngesikhathi besiphumulile edwaleni ngakho-ke ngempela mina ngikhohlwe inhlanzi futhi akukho lutho olungenze ukuthi ngikhohlwe ngaphandle kukasathane ukuthi ngiyikhumbule yabe seyithatha indlela yayo ebheke olwandle ngokumangalisayo” قَالَ ذَٰلِكَ مَا كُنَّا نَبۡغِۚ فَٱرۡتَدَّا عَلَىٰٓ ءَاثَارِهِمَا قَصَصًا ٦٤Wathi, “lokhu yikona ebesikade sikufuna” ngakho-ke bobabili baphindela emumva behamba ezinyathelweni zabo فَوَجَدَا عَبۡدًا مِّنۡ عِبَادِنَآ ءَاتَيۡنَٰهُ رَحۡمَةً مِّنۡ عِندِنَا وَعَلَّمۡنَٰهُ مِن لَّدُنَّا عِلۡمًا ٦٥Base bethola enye yezinceku zethu esayipha umusa ovela kuthina futhi esayifundisa kulolwazi esinalo قَالَ لَهُۥ مُوسَىٰ هَلۡ أَتَّبِعُكَ عَلَىٰٓ أَن تُعَلِّمَنِ مِمَّا عُلِّمۡتَ رُشۡدًا ٦٦UMose wathi kuyona (inceku), “ngingakulandela yini ukuze ungifundise okuthize kulokho okufundisiwe na?” قَالَ إِنَّكَ لَن تَسۡتَطِيعَ مَعِيَ صَبۡرًا ٦٧Yathi, “ngempela wena awusoze wakwazi ukungibekezelela” وَكَيۡفَ تَصۡبِرُ عَلَىٰ مَا لَمۡ تُحِطۡ بِهِۦ خُبۡرًا ٦٨Futhi uzokubekezelela kanjani lokho ongenalwazi lwako na قَالَ سَتَجِدُنِيٓ إِن شَآءَ ٱللَّهُ صَابِرًا وَلَآ أَعۡصِي لَكَ أَمۡرًا ٦٩Wathi (uMose), “uzongithola ngingobekezelayo uma uMvelinqangi ethanda futhi angeke ngingakuhloniphi odabeni.” قَالَ فَإِنِ ٱتَّبَعۡتَنِي فَلَا تَسۡـَٔلۡنِي عَن شَيۡءٍ حَتَّىٰٓ أُحۡدِثَ لَكَ مِنۡهُ ذِكۡرًا ٧٠Yathi (inceku) uma ungilandela ngakho-ke ungangibuzi lutho kuze kube ilapho ngikhuluma nawe ngako فَٱنطَلَقَا حَتَّىٰٓ إِذَا رَكِبَا فِي ٱلسَّفِينَةِ خَرَقَهَاۖ قَالَ أَخَرَقۡتَهَا لِتُغۡرِقَ أَهۡلَهَا لَقَدۡ جِئۡتَ شَيۡـًٔا إِمۡرًا ٧١Ngakho-ke bobabili bahamba kwaze kwaba ilapho bobabili begibela emkhunjini (inceku yethu) yawulimaza (uMose) wathi, “ngakube uwulimazile ukuze uminzise abantu bawo na? Ngempela wenze into embi (enzima) قَالَ أَلَمۡ أَقُلۡ إِنَّكَ لَن تَسۡتَطِيعَ مَعِيَ صَبۡرًا ٧٢(Yaphendula inceku yethu) yathi, “angizange ngikutshele yini ukuthi ngempela wena angeke ukwazi ukungibekezelela na?” قَالَ لَا تُؤَاخِذۡنِي بِمَا نَسِيتُ وَلَا تُرۡهِقۡنِي مِنۡ أَمۡرِي عُسۡرًا ٧٣Wathi (uMose) “ungangisoli ngengikhohliwe ngako futhi ungabi nzima kumina odabeni lwami (nawe).” فَٱنطَلَقَا حَتَّىٰٓ إِذَا لَقِيَا غُلَٰمًا فَقَتَلَهُۥ قَالَ أَقَتَلۡتَ نَفۡسًا زَكِيَّةَۢ بِغَيۡرِ نَفۡسٍ لَّقَدۡ جِئۡتَ شَيۡـًٔا نُّكۡرًا ٧٤Ngakho-ke bobabili baqhubeka bahamba kwaze kwaba ilapho behlangana khona nomfanyana (inceku yethu) yambulala (uMose) wathi, “ngakube sewubulale umuntu omsulwa ngaphandle kwesizathu, ngempela wenze into emangalisayo”
۞ قَالَ أَلَمۡ أَقُل لَّكَ إِنَّكَ لَن تَسۡتَطِيعَ مَعِيَ صَبۡرًا ٧٥Yathi (inceku yethu), “angizange yini ngikutshele ukuthi ngempela wena angeke ukwazi ukungibekezelela na?” قَالَ إِن سَأَلۡتُكَ عَن شَيۡءِۭ بَعۡدَهَا فَلَا تُصَٰحِبۡنِيۖ قَدۡ بَلَغۡتَ مِن لَّدُنِّي عُذۡرًا ٧٦Wathi (uMose), “uma ngikubuza ngokuthize emva kwalokhu ngakho-ke ungabe usahamba nami, uyobe sewuthole izaba (lokungahambi) nami” فَٱنطَلَقَا حَتَّىٰٓ إِذَآ أَتَيَآ أَهۡلَ قَرۡيَةٍ ٱسۡتَطۡعَمَآ أَهۡلَهَا فَأَبَوۡاْ أَن يُضَيِّفُوهُمَا فَوَجَدَا فِيهَا جِدَارًا يُرِيدُ أَن يَنقَضَّ فَأَقَامَهُۥۖ قَالَ لَوۡ شِئۡتَ لَتَّخَذۡتَ عَلَيۡهِ أَجۡرًا ٧٧Ngakho-ke baqhubeka bobabili bahamba kwaze kwaba ilapho bobabili befika ebantwini bedolobha bacela ukudla ebantwini balo kepha (abantu bedolobha) benqaba ukubathatha njengezihambeli ngakho-ke bafica kulona udonga olwaseluzodilika ngakho-ke (inceku yethu) yalulungisa (uMose) wathi, “ukube bewuthanda bewuzofuna inkokhelo ngalokho” قَالَ هَٰذَا فِرَاقُ بَيۡنِي وَبَيۡنِكَۚ سَأُنَبِّئُكَ بِتَأۡوِيلِ مَا لَمۡ تَسۡتَطِع عَّلَيۡهِ صَبۡرًا ٧٨(Inceku yethu) yathi “lokhu sekungukuhlukana phakathi kwami nawe ngizokutshela incazelo yalokho owehluleka ukukubekezelela” أَمَّا ٱلسَّفِينَةُ فَكَانَتۡ لِمَسَٰكِينَ يَعۡمَلُونَ فِي ٱلۡبَحۡرِ فَأَرَدتُّ أَنۡ أَعِيبَهَا وَكَانَ وَرَآءَهُم مَّلِكٌ يَأۡخُذُ كُلَّ سَفِينَةٍ غَصۡبًا ٧٩Mayelana nomkhumbi, bewungowabantu abampofu abasebenza olwandle ngakho-ke bengihlose ukuwulimaza ngokuba ngaphambi kwabo bekuneNkosi ebeyithatha yonke imikhumbi ngendluzula وَأَمَّا ٱلۡغُلَٰمُ فَكَانَ أَبَوَاهُ مُؤۡمِنَيۡنِ فَخَشِينَآ أَن يُرۡهِقَهُمَا طُغۡيَٰنًا وَكُفۡرًا ٨٠Futhi mayelana nomfanyana (engimbulele) abazali bakhe bangamakholwa ngakho-ke sesabile ukuthi hleze abahluphe ngokungabahloniphi nokungakholwa فَأَرَدۡنَآ أَن يُبۡدِلَهُمَا رَبُّهُمَا خَيۡرًا مِّنۡهُ زَكَوٰةً وَأَقۡرَبَ رُحۡمًا ٨١Ngakho-ke sithandile ukuthi iNkosi yabo bobabili (abazali bakhe) ibashintshele esikhundleni sakhe ngongcono kunaye omsulwa futhi osondele kakhulu ngomusa وَأَمَّا ٱلۡجِدَارُ فَكَانَ لِغُلَٰمَيۡنِ يَتِيمَيۡنِ فِي ٱلۡمَدِينَةِ وَكَانَ تَحۡتَهُۥ كَنزٌ لَّهُمَا وَكَانَ أَبُوهُمَا صَٰلِحًا فَأَرَادَ رَبُّكَ أَن يَبۡلُغَآ أَشُدَّهُمَا وَيَسۡتَخۡرِجَا كَنزَهُمَا رَحۡمَةً مِّن رَّبِّكَۚ وَمَا فَعَلۡتُهُۥ عَنۡ أَمۡرِيۚ ذَٰلِكَ تَأۡوِيلُ مَا لَمۡ تَسۡطِع عَّلَيۡهِ صَبۡرًا ٨٢Futhi mayelana nodonga (olwaseluwa) lwalungolwabafanyana ababili abayizintandane edolobheni (emphakathini) futhi ngaphansi kwalo (udonga) kwakunomnotho wazo zombili (lezizintandane) futhi uyise (ukhokho) wazo zombili wayengolungileyo ngakho-ke iNkosi yakho yayihlose ukuthi bobabili bafinyelele ekukhuleni ngokwanele bese bobabili bekwaziukukhiphaumnothowabo, longumusaovelaeNkosini yakho ngakho-ke angikwenzanga lokho ngokuthanda kwami, lokho kuyincazelo (nokuhunyushwa) kwako konke lokho owawungakwazi ukukubekezelela وَيَسۡـَٔلُونَكَ عَن ذِي ٱلۡقَرۡنَيۡنِۖ قُلۡ سَأَتۡلُواْ عَلَيۡكُم مِّنۡهُ ذِكۡرًا ٨٣Futhi bakubuza ngoZul-Qarnain ithi, “ngizonifundela okuthize ngomlando wakhe” إِنَّا مَكَّنَّا لَهُۥ فِي ٱلۡأَرۡضِ وَءَاتَيۡنَٰهُ مِن كُلِّ شَيۡءٍ سَبَبًا ٨٤Ngempela thina samzinzisa emhlabeni futhi samnikeza izindlela zayo yonke into فَأَتۡبَعَ سَبَبًا ٨٥Ngakho-ke walandela indlela حَتَّىٰٓ إِذَا بَلَغَ مَغۡرِبَ ٱلشَّمۡسِ وَجَدَهَا تَغۡرُبُ فِي عَيۡنٍ حَمِئَةٍ وَوَجَدَ عِندَهَا قَوۡمًاۖ قُلۡنَا يَٰذَا ٱلۡقَرۡنَيۡنِ إِمَّآ أَن تُعَذِّبَ وَإِمَّآ أَن تَتَّخِذَ فِيهِمۡ حُسۡنًا ٨٦Kwaze kwaba ilapho efika khona ekushoneni kwelanga walifica lishona emanzini ahwalele futhi wafica abantu eduzane nalo, sathi “Oh Zul-Qarnain! Phakathi kokuba uyabajezisa noma uba nobubele kubona” قَالَ أَمَّا مَن ظَلَمَ فَسَوۡفَ نُعَذِّبُهُۥ ثُمَّ يُرَدُّ إِلَىٰ رَبِّهِۦ فَيُعَذِّبُهُۥ عَذَابًا نُّكۡرًا ٨٧Wathi, “kepha lowo owenza okungenabulungiswa ngakho-ke sizomjezisa bese ephindiselwa eNkosini yakhe bese imjezisa ngesijeziso esinzima” وَأَمَّا مَنۡ ءَامَنَ وَعَمِلَ صَٰلِحًا فَلَهُۥ جَزَآءً ٱلۡحُسۡنَىٰۖ وَسَنَقُولُ لَهُۥ مِنۡ أَمۡرِنَا يُسۡرًا ٨٨Futhi mayelana nalowo owakholwayo futhi owenza okulungileyo ngakho-ke okwakhe kuyoba ngumvuzo omuhle futhi siyokhuluma naye kalula ngempoqo yethu ثُمَّ أَتۡبَعَ سَبَبًا ٨٩Wayeselandela indlela حَتَّىٰٓ إِذَا بَلَغَ مَطۡلِعَ ٱلشَّمۡسِ وَجَدَهَا تَطۡلُعُ عَلَىٰ قَوۡمٍ لَّمۡ نَجۡعَل لَّهُم مِّن دُونِهَا سِتۡرًا ٩٠Kwaze kwaba ilapho efika khona endaweni lapho kuphuma khona ilanga walifica liphumela phezu kwabantu esasingazange sibenzele umpheme wokukhosela (wokuzivikela) kulona كَذَٰلِكَۖ وَقَدۡ أَحَطۡنَا بِمَا لَدَيۡهِ خُبۡرًا ٩١Kanjalo-ke futhi sasikungamele lokho ayenolwazi ngako ثُمَّ أَتۡبَعَ سَبَبًا ٩٢Wayeselandela indlela حَتَّىٰٓ إِذَا بَلَغَ بَيۡنَ ٱلسَّدَّيۡنِ وَجَدَ مِن دُونِهِمَا قَوۡمًا لَّا يَكَادُونَ يَفۡقَهُونَ قَوۡلًا ٩٣Kwaze kwaba ilapho efika khona phakathi kwezintaba ezimbili wafica ngale kwazo zombili, abantu ababengakwazi ngisho ukuqonda inkulumo قَالُواْ يَٰذَا ٱلۡقَرۡنَيۡنِ إِنَّ يَأۡجُوجَ وَمَأۡجُوجَ مُفۡسِدُونَ فِي ٱلۡأَرۡضِ فَهَلۡ نَجۡعَلُ لَكَ خَرۡجًا عَلَىٰٓ أَن تَجۡعَلَ بَيۡنَنَا وَبَيۡنَهُمۡ سَدًّا ٩٤Bathi, “Oh Zul-Qarnain! ngempela uGog noMagog bayizoni emhlabeni ngakube kufanele yini sethule isethulo kuwena ukuthi usenzele uthango phakathi kwethu nabo na?” قَالَ مَا مَكَّنِّي فِيهِ رَبِّي خَيۡرٌ فَأَعِينُونِي بِقُوَّةٍ أَجۡعَلۡ بَيۡنَكُمۡ وَبَيۡنَهُمۡ رَدۡمًا ٩٥Wathi, “lokho engisimamise kukona iNkosi yami kungcono, ngakho-ke ngisizeni ngamandla ukuze ngenze uthango phakathi kwenu nabo” ءَاتُونِي زُبَرَ ٱلۡحَدِيدِۖ حَتَّىٰٓ إِذَا سَاوَىٰ بَيۡنَ ٱلصَّدَفَيۡنِ قَالَ ٱنفُخُواْۖ حَتَّىٰٓ إِذَا جَعَلَهُۥ نَارًا قَالَ ءَاتُونِيٓ أُفۡرِغۡ عَلَيۡهِ قِطۡرًا ٩٦Ngiletheleni izingcezu zensimbi kwathi lapho esegcwalise isikhala esiphakathi kwezintaba ezimbili wathi, “futhani” kwaze kwaba ilapho ekwenze kwaba ngumlilo wathi, “ngiletheleni ithusi (elincibilikileyo) ngilithele phezu kwabo” فَمَا ٱسۡطَٰعُوٓاْ أَن يَظۡهَرُوهُ وَمَا ٱسۡتَطَٰعُواْ لَهُۥ نَقۡبًا ٩٧Ngakho-ke (uGog noMagog) abakwazanga ukuphuma futhi abakwazanga ukuwugumba umgodi (ukuze baphume) قَالَ هَٰذَا رَحۡمَةٌ مِّن رَّبِّيۖ فَإِذَا جَآءَ وَعۡدُ رَبِّي جَعَلَهُۥ دَكَّآءَۖ وَكَانَ وَعۡدُ رَبِّي حَقًّا ٩٨Wathi, “lonangumusaovelaeNkosiniyamikephaumasekufika isethembiso seNkosi yami iyolibhidliza (udonga) futhi ngaso sonke isikhathi isethembiso seNkosi yami siyiqiniso” ۞ وَتَرَكۡنَا بَعۡضَهُمۡ يَوۡمَئِذٍ يَمُوجُ فِي بَعۡضٍۖ وَنُفِخَ فِي ٱلصُّورِ فَجَمَعۡنَٰهُمۡ جَمۡعًا ٩٩Futhi ngalolosuku (lokuphuma kukaGog noMagog) siyokwenzaukuthiabanyebabobezekwabanyenjengamagagasi futhi kuyokhaliswa icilongo bese sibaqoqela ndawonye bonke وَعَرَضۡنَا جَهَنَّمَ يَوۡمَئِذٍ لِّلۡكَٰفِرِينَ عَرۡضًا ١٠٠Futhi ngalolosuku isihogo siyosivezela obala abangakholwayo ٱلَّذِينَ كَانَتۡ أَعۡيُنُهُمۡ فِي غِطَآءٍ عَن ذِكۡرِي وَكَانُواْ لَا يَسۡتَطِيعُونَ سَمۡعًا ١٠١Labo amehlo abo ayemboziwe esikhumbuzweni sami futhi babengakwazi ukuzwa أَفَحَسِبَ ٱلَّذِينَ كَفَرُوٓاْ أَن يَتَّخِذُواْ عِبَادِي مِن دُونِيٓ أَوۡلِيَآءَۚ إِنَّآ أَعۡتَدۡنَا جَهَنَّمَ لِلۡكَٰفِرِينَ نُزُلًا ١٠٢Ngakube labo abangazange bakholwe bacabanga ukuthi bangathathaizincekuzamiukubazibengabavikeliesikhundleni sami na? Ngempela thina sabalungiselela abangakholwayo isihogo njengendawo yokuhlala قُلۡ هَلۡ نُنَبِّئُكُم بِٱلۡأَخۡسَرِينَ أَعۡمَٰلًا ١٠٣Ithi, “ngakube sinitshelile yini ngabalahlekelwe kakhulu mayelana nezenzo na?” ٱلَّذِينَ ضَلَّ سَعۡيُهُمۡ فِي ٱلۡحَيَوٰةِ ٱلدُّنۡيَا وَهُمۡ يَحۡسَبُونَ أَنَّهُمۡ يُحۡسِنُونَ صُنۡعًا ١٠٤Labo imifutho yabo eyelahlekele empilweni yalomhlaba kulapho bona becabanga ukuthi benza imisebenzi emihle أُوْلَٰٓئِكَ ٱلَّذِينَ كَفَرُواْ بِـَٔايَٰتِ رَبِّهِمۡ وَلِقَآئِهِۦ فَحَبِطَتۡ أَعۡمَٰلُهُمۡ فَلَا نُقِيمُ لَهُمۡ يَوۡمَ ٱلۡقِيَٰمَةِ وَزۡنًا ١٠٥Labo bayilabo abangakholelwa emavesini eNkosi yabo nase kuhlanganeni nayo ngakho-ke imisebenzi yabo iyize leze, angeke sibenzele isisindo (ukubaluleka) ngosuku lukuvuka kwabafileyo ذَٰلِكَ جَزَآؤُهُمۡ جَهَنَّمُ بِمَا كَفَرُواْ وَٱتَّخَذُوٓاْ ءَايَٰتِي وَرُسُلِي هُزُوًا ١٠٦Lokho ngumvuzo wabo, isihogo ngenxa yokungakholwa kwabo nokuthi babethatha amavesi (izimpawu) zami nezithunywa zami njengenhlekisa إِنَّ ٱلَّذِينَ ءَامَنُواْ وَعَمِلُواْ ٱلصَّٰلِحَٰتِ كَانَتۡ لَهُمۡ جَنَّٰتُ ٱلۡفِرۡدَوۡسِ نُزُلًا ١٠٧Ngempela labo abakholwayo futhi abenza izenzo ezinhle okwabo izivande zePharadisi njengendawo yokuhlala خَٰلِدِينَ فِيهَا لَا يَبۡغُونَ عَنۡهَا حِوَلًا ١٠٨Bayohlala khona ingunaphakade angeke baze bafise ukuphuma kusona قُل لَّوۡ كَانَ ٱلۡبَحۡرُ مِدَادًا لِّكَلِمَٰتِ رَبِّي لَنَفِدَ ٱلۡبَحۡرُ قَبۡلَ أَن تَنفَدَ كَلِمَٰتُ رَبِّي وَلَوۡ جِئۡنَا بِمِثۡلِهِۦ مَدَدًا ١٠٩Ithi, “ukube ulwandle lwalungu-inki wokubhala amagama eNkosi yami lwaluzophela ulwandle ngaphambi kokuba kuphele amagama eNkosi yami futhi ngisho noma sasingeza (nolwandle) olufana nalo (lwaluzophela)” قُلۡ إِنَّمَآ أَنَا۠ بَشَرٌ مِّثۡلُكُمۡ يُوحَىٰٓ إِلَيَّ أَنَّمَآ إِلَٰهُكُمۡ إِلَٰهٌ وَٰحِدٌۖ فَمَن كَانَ يَرۡجُواْ لِقَآءَ رَبِّهِۦ فَلۡيَعۡمَلۡ عَمَلًا صَٰلِحًا وَلَا يُشۡرِكۡ بِعِبَادَةِ رَبِّهِۦٓ أَحَدَۢا ١١٠Ithi,“kuphelaminangingumuntuofananjengani,okwembulwa kumina ukuthi uNkulunkulu wenu nguNkulunkulu oyedwa, ngakho-ke noma ngabe ngubani ofisa ukuhlangana neNkosi yakhe makenze imisebenzi elungileyo futhi angahlanganisi ngisho noyedwa ekukhonzeni iNkosi yakhe”