Chapter 101 · 11 verses · Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman
Surah Al-Qaria in Zulu
Arabic with tafsir
Listen to Surah Al-Qaria (1290 reciters)
بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
ٱلۡقَارِعَةُ ١Ukushaya (kwehora) مَا ٱلۡقَارِعَةُ ٢Yini ukushaya وَمَآ أَدۡرَىٰكَ مَا ٱلۡقَارِعَةُ ٣Futhi yini ekwenza wazi ukuthi yini ukushaya (kwehora) يَوۡمَ يَكُونُ ٱلنَّاسُ كَٱلۡفَرَاشِ ٱلۡمَبۡثُوثِ ٤Usuku lapho abantu beyobe benjengezimvemvane ezisakaziwe وَتَكُونُ ٱلۡجِبَالُ كَٱلۡعِهۡنِ ٱلۡمَنفُوشِ ٥Futhi izintaba ziyoba sengathi uvolo oyimpafumpafu (ziyobhidlika ziqonde) فَأَمَّا مَن ثَقُلَتۡ مَوَٰزِينُهُۥ ٦Mayelana nalowo isisindo(sezenzo) zakhe (ezinhle) ziyosinda فَهُوَ فِي عِيشَةٍ رَّاضِيَةٍ ٧Manjalo yena iyongena empilweni ethokozisayo وَأَمَّا مَنۡ خَفَّتۡ مَوَٰزِينُهُۥ ٨Futhi mayelana nalowo izikalo (zezenzo) zakhe (ezinhle) ziyobalula فَأُمُّهُۥ هَاوِيَةٌ ٩Manjalo indawo yakhe yokuhlala umgodi wesihogo وَمَآ أَدۡرَىٰكَ مَا هِيَهۡ ١٠Futhi yini ekwenza wazi ukuthi kuyini lokho نَارٌ حَامِيَةُۢ ١١Umlilo ovutha kakhulu
Translation: Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman.