Millat al-Islam

Chapter 99 · 8 verses · Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman

Surah Az-Zalzala in Zulu

Arabic with tafsir Listen to Surah Az-Zalzala (1306 reciters)

بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ

إِذَا زُلۡزِلَتِ ٱلۡأَرۡضُ زِلۡزَالَهَا ١Khumbula ngenkathi uma umhlaba uyozama-zama ngokunyakaza kwawo وَأَخۡرَجَتِ ٱلۡأَرۡضُ أَثۡقَالَهَا ٢Futhi khumbula ngenkathi umhlaba ukhipha imithwalo yawo وَقَالَ ٱلۡإِنسَٰنُ مَا لَهَا ٣Futhi khumbula umuntu uyothi, “kwenzekani ngawo” يَوۡمَئِذٍ تُحَدِّثُ أَخۡبَارَهَا ٤Ngalolosuku uyokhuluma izindaba zawo بِأَنَّ رَبَّكَ أَوۡحَىٰ لَهَا ٥Ngokuthi iNkosi yakho iyowushisekelisa يَوۡمَئِذٍ يَصۡدُرُ ٱلنَّاسُ أَشۡتَاتًا لِّيُرَوۡاْ أَعۡمَٰلَهُمۡ ٦Ngalolosuku abantu bayoza bengamaqembu ukuze bakhonjiswe izenzo zabo فَمَن يَعۡمَلۡ مِثۡقَالَ ذَرَّةٍ خَيۡرًا يَرَهُۥ ٧Ngakho-ke noma ngabe ngubani owenza okungangesisindo esincane sokuhle uyokubona وَمَن يَعۡمَلۡ مِثۡقَالَ ذَرَّةٍ شَرًّا يَرَهُۥ ٨Futhi noma ngabe ngubani owenza okungangesisindo esincane sokubi uyokubona

Translation: Iqembu Lezifundiswa, Mussa Muhammad Telela , Uthman Mfanafuthi Msomi, Moulana Abdur Rahman Chilipa, Haji Ibrahim Mondli Japhet Mthembu, Moulana Imran Ngcobo, Moulana Eshaaq Osman.