بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
وَٱلسَّمَآءِ ذَاتِ ٱلۡبُرُوجِ ١Futhi ngifunga ngesibhakabhaka esibambe izinkanyezi ezinkulu وَٱلۡيَوۡمِ ٱلۡمَوۡعُودِ ٢Futhi ngifunga nangosuku oluthenjisiwe وَشَاهِدٍ وَمَشۡهُودٍ ٣Nangofakazi kanye nalokho okufakazelwayo قُتِلَ أَصۡحَٰبُ ٱلۡأُخۡدُودِ ٤Babhujisiwe (abaqalekiswa) yizihlali zasemseleni ٱلنَّارِ ذَاتِ ٱلۡوَقُودِ ٥Umlilo ogcwele izinkuni إِذۡ هُمۡ عَلَيۡهَا قُعُودٌ ٦Ngenkathi bona bahleli eduzane nawo وَهُمۡ عَلَىٰ مَا يَفۡعَلُونَ بِٱلۡمُؤۡمِنِينَ شُهُودٌ ٧Futhibonabengofakazikulokhoabakwenzayokwabakholwayo وَمَا نَقَمُواْ مِنۡهُمۡ إِلَّآ أَن يُؤۡمِنُواْ بِٱللَّهِ ٱلۡعَزِيزِ ٱلۡحَمِيدِ ٨Futhi abazange babahluphe ngaphandle kokuthi abakholelwe kuMvelinqangi ophakeme ngamandla odunyiswayo ٱلَّذِي لَهُۥ مُلۡكُ ٱلسَّمَٰوَٰتِ وَٱلۡأَرۡضِۚ وَٱللَّهُ عَلَىٰ كُلِّ شَيۡءٍ شَهِيدٌ ٩Lowo okungowakhe umbuso wamazulu nomhlaba futhi uMvelinqangi ungobonwayo (ongufakazi) phezulu kwezinto zonke إِنَّ ٱلَّذِينَ فَتَنُواْ ٱلۡمُؤۡمِنِينَ وَٱلۡمُؤۡمِنَٰتِ ثُمَّ لَمۡ يَتُوبُواْ فَلَهُمۡ عَذَابُ جَهَنَّمَ وَلَهُمۡ عَذَابُ ٱلۡحَرِيقِ ١٠Ngempela labo abalinga abakholwayo besilisa nabakholwayo besifazane bese bengazisoli (kuMvelinqangi) ngakho-ke okwabo yisijeziso sesihogo futhi okwabo yisijeziso somlilo ovuthayo إِنَّ ٱلَّذِينَ ءَامَنُواْ وَعَمِلُواْ ٱلصَّٰلِحَٰتِ لَهُمۡ جَنَّٰتٌ تَجۡرِي مِن تَحۡتِهَا ٱلۡأَنۡهَٰرُۚ ذَٰلِكَ ٱلۡفَوۡزُ ٱلۡكَبِيرُ ١١Ngempela labo abakholwayo futhi abenza izenzo ezilungileyo okwabo yizivande okugeleza ngaphansi kwazo imifula, lokho yimpumelelo enkulu إِنَّ بَطۡشَ رَبِّكَ لَشَدِيدٌ ١٢Ngempela ukushaya kweNkosi yakho kunzima إِنَّهُۥ هُوَ يُبۡدِئُ وَيُعِيدُ ١٣Ngempela iyona eqala (indalo) futhi iyiphinde وَهُوَ ٱلۡغَفُورُ ٱلۡوَدُودُ ١٤Futhi yona iyathethelela inothando ذُو ٱلۡعَرۡشِ ٱلۡمَجِيدُ ١٥Umnikazi wesihlalo sobukhosi, Almajid (odunyiswayo ohlonishwayo) فَعَّالٌ لِّمَا يُرِيدُ ١٦Umenzi walokho akuthandayo هَلۡ أَتَىٰكَ حَدِيثُ ٱلۡجُنُودِ ١٧Ngakube yafika yini indaba yamabutho empi فِرۡعَوۡنَ وَثَمُودَ ١٨UFaro kanye noThamud بَلِ ٱلَّذِينَ كَفَرُواْ فِي تَكۡذِيبٍ ١٩Kepha labo abangakholwanga basekuphikeni وَٱللَّهُ مِن وَرَآئِهِم مُّحِيطُۢ ٢٠Futhi uMvelinqangi ubasingethe ngemumva kwabo بَلۡ هُوَ قُرۡءَانٌ مَّجِيدٌ ٢١Kepha yona iyiQur’an ehloniphekile فِي لَوۡحٍ مَّحۡفُوظِۭ ٢٢Esoqwembeni olugciniwe