بِسۡمِ ٱللَّهِ ٱلرَّحۡمَٰنِ ٱلرَّحِيمِ
لَآ أُقۡسِمُ بِيَوۡمِ ٱلۡقِيَٰمَةِ ١Ngifunga ngosuku lokuvuka kwabafileyo وَلَآ أُقۡسِمُ بِٱلنَّفۡسِ ٱللَّوَّامَةِ ٢Futhi ngifunga ngomphefumulo ozisolayo (ozithibayo) أَيَحۡسَبُ ٱلۡإِنسَٰنُ أَلَّن نَّجۡمَعَ عِظَامَهُۥ ٣Ngakube umuntu uyacabanga ukuthi angeke siwahlanganise amathambo akhe بَلَىٰ قَٰدِرِينَ عَلَىٰٓ أَن نُّسَوِّيَ بَنَانَهُۥ ٤Yebo siyakwazi ukuhlanganisa izihloko zeminwe yakho ngendlela enhle بَلۡ يُرِيدُ ٱلۡإِنسَٰنُ لِيَفۡجُرَ أَمَامَهُۥ ٥Kepha umuntu uthanda ukuthi aqhubeke nokona (enze izono) يَسۡـَٔلُ أَيَّانَ يَوۡمُ ٱلۡقِيَٰمَةِ ٦Uyabuza ukuthi luyofika nini usuku lokuvuka kwabafileyo فَإِذَا بَرِقَ ٱلۡبَصَرُ ٧Ngenkathi kuxhopheka ukubona وَخَسَفَ ٱلۡقَمَرُ ٨Futhi inyanga iyonyamalala (iyofiphala) وَجُمِعَ ٱلشَّمۡسُ وَٱلۡقَمَرُ ٩Futhi kuyohlanganiswa ilanga nenyanga يَقُولُ ٱلۡإِنسَٰنُ يَوۡمَئِذٍ أَيۡنَ ٱلۡمَفَرُّ ١٠Ngalolosuku umuntu uyothi, “ikuphi (indawo) yokubalekela?” كـَلَّا لَا وَزَرَ ١١Lutho! Asikho isiphephelo إِلَىٰ رَبِّكَ يَوۡمَئِذٍ ٱلۡمُسۡتَقَرُّ ١٢YiseNkosini yakho ngalolosuku lapho kuyoba yindawo yokuhlala (yokuphumula) يُنَبَّؤُاْ ٱلۡإِنسَٰنُ يَوۡمَئِذِۭ بِمَا قَدَّمَ وَأَخَّرَ ١٣Uyotshenwa umuntu ngalolosuku ngalokho akuthumela ngaphambili nakushiya ngaphambili بَلِ ٱلۡإِنسَٰنُ عَلَىٰ نَفۡسِهِۦ بَصِيرَةٌ ١٤Kepha umuntu uyoba ufakazi obhekene naye وَلَوۡ أَلۡقَىٰ مَعَاذِيرَهُۥ ١٥Ngisho noma ngabe ebeka izizathu zakhe لَا تُحَرِّكۡ بِهِۦ لِسَانَكَ لِتَعۡجَلَ بِهِۦٓ ١٦Ungalunyakazisi ngalo (iQuran) ulimi lwakho ukuze usheshise ngayo إِنَّ عَلَيۡنَا جَمۡعَهُۥ وَقُرۡءَانَهُۥ ١٧Ngempela (umthwalo) ophezulu kwethu ukuyihlanganisa kanye nokufundwa kwayo فَإِذَا قَرَأۡنَٰهُ فَٱتَّبِعۡ قُرۡءَانَهُۥ ١٨Ngakho-ke ngenkathi siyifunda manjalo landela ukufundwa kwayo ثُمَّ إِنَّ عَلَيۡنَا بَيَانَهُۥ ١٩Bese ngempela (umthwalo) ophezulu kwethu ukuchazwa kwayo كـَلَّا بَلۡ تُحِبُّونَ ٱلۡعَاجِلَةَ ٢٠Lutho! Kepha nithanda impilo esheshayo وَتَذَرُونَ ٱلۡأٓخِرَةَ ٢١Futhi niyeka impilo ezayo وُجُوهٌ يَوۡمَئِذٍ نَّاضِرَةٌ ٢٢Ubuso ngalolosuku buyokhazimula إِلَىٰ رَبِّهَا نَاظِرَةٌ ٢٣Bebheke eNkosini yabo وَوُجُوهٌ يَوۡمَئِذِۭ بَاسِرَةٌ ٢٤Futhi obunye ubuso ngalolosuku buyohwaqabala تَظُنُّ أَن يُفۡعَلَ بِهَا فَاقِرَةٌ ٢٥Becabanga ukuthi bangase behlelwe yisehlo كـَلَّآ إِذَا بَلَغَتِ ٱلتَّرَاقِيَ ٢٦Lutho! Ngenkathi kufinyelela engqwababeni وَقِيلَ مَنۡۜ رَاقٍ ٢٧Futhi kuyothiwa, “ubani ozosindisa وَظَنَّ أَنَّهُ ٱلۡفِرَاقُ ٢٨Futhi uyocabanga ukuthi ukwehlikana وَٱلۡتَفَّتِ ٱلسَّاقُ بِٱلسَّاقِ ٢٩Futhi umlenze uyohlangana nomunye umlenze إِلَىٰ رَبِّكَ يَوۡمَئِذٍ ٱلۡمَسَاقُ ٣٠Ngalolosuku kuseNkosini ukuqhutshwa فَلَا صَدَّقَ وَلَا صَلَّىٰ ٣١Akazange akholwe futhi akazange athandaze وَلَٰكِن كَذَّبَ وَتَوَلَّىٰ ٣٢Kepha waphika futhi wafulathela (emfundisweni) ثُمَّ ذَهَبَ إِلَىٰٓ أَهۡلِهِۦ يَتَمَطَّىٰٓ ٣٣Wayesehamba eya kubantu bakhe (eziqhenya) أَوۡلَىٰ لَكَ فَأَوۡلَىٰ ٣٤Usizi kuwena usizi ثُمَّ أَوۡلَىٰ لَكَ فَأَوۡلَىٰٓ ٣٥Bese (kuba) usizi kuwena, usizi أَيَحۡسَبُ ٱلۡإِنسَٰنُ أَن يُتۡرَكَ سُدًى ٣٦Ngakube umuntu ucabanga ukuthi uzoyekwa evinjiwe أَلَمۡ يَكُ نُطۡفَةً مِّن مَّنِيٍّ يُمۡنَىٰ ٣٧Wayengesilona yini iconsi lesidoda ثُمَّ كَانَ عَلَقَةً فَخَلَقَ فَسَوَّىٰ ٣٨Wayeseba yihlule legazi ngakho-ke (uMvelinqangi) wadala (ubuyena) walinganisa (ubuyena) فَجَعَلَ مِنۡهُ ٱلزَّوۡجَيۡنِ ٱلذَّكَرَ وَٱلۡأُنثَىٰٓ ٣٩Wayesenza ngaye okubili isilisa nesifazane أَلَيۡسَ ذَٰلِكَ بِقَٰدِرٍ عَلَىٰٓ أَن يُحۡـِۧيَ ٱلۡمَوۡتَىٰ ٤٠Akuyena yini okwazi (unamandla) okuvusa abafile